Ichazani inqubo yeSigaba 89 ekuMthethosikelo wokuphathwa kwezwe

UMthethosisekelo yiwona umthetho ophakeme ukwedlula yonke eminye imithetho, ngakho-ke, yonke eminye imithetho kumele ihambisane noMthethosisekelo. Negama liyazisho ukuthi umthetho oyisisekelo sayo yonke imithetho. Wonke umuntu waseNingizimu Afrika kumele athobele umthethosisekelo.

This content is for subscribers only.
Join Now
Already a member? Log in here
Ukuvalwa kwezwe kube yimpumelelo: Holomisa

Usuku lwayizolo obelubhekwe ngabomvu lokuvalwa kwezwe obeluholwa  yi-Economic Freedom Fighters (EFF) lufike lwedlula ngaphandle kwezidubedube obekusatshelwa ukuthi zingaqubuka, nakuba kukhona ababoshiwe ngamacala ehlukene.

This content is for subscribers only.
Join Now
Already a member? Log in here
Babonga bayanconcoza kuMalema ngogesi, amaphoyisa namagumgedlela.

Ngaphambi kokufika kosuku lwanamuhla obelubhekwe kakhulu kulandela isimemezelo somholi we-Economic Freedom Fighters (EFF) uMnu uJuius Malema sokuvalwa kwezwe, abanye abantu ezweni bese beqalile ukubonga lo mholi neZitoyitoyi ngokubembulela elinye ikhasi.

This content is for subscribers only.
Join Now
Already a member? Log in here
ISILO sithi akuchazelwe isizwe ngezimali ze-Ingonyama Trust Board

Emuva kwemibiko engakaqinisekiswa nokho ebikhomba umsanka ohlakeni loBukhosi i-INgonyama Trust Board (ITB), ISILO sesijube ukuba loyo oyisandla sokuphosa saso kuleli bhodi uMehluleli uJerome Ngwenya abikele isizwe ngokwenzakalayo.

This content is for subscribers only.
Join Now
Already a member? Log in here
Akubona bonke abavumelana nendlela yokwenza

Yize kukhona ukuvumelana ekutheni elakuleli lisotakwini uma kufika kugesi nomnotho  inkulumompikiswano isekuthini izwe liphuma kanjani kulokhu.

This content is for subscribers only.
Join Now
Already a member? Log in here
INyuvesi iZululand isiphenduke umhume wabaphangi

Kumisiwe ukufunda eNyuvesi iZululand, emva kokuthi kusabalale izindaba zokuthi abafundi bakuleNyuvesi bahlaselwe ngabaphangi akade behlome bezingovolo.

This content is for subscribers only.
Join Now
Already a member? Log in here
UHulumeni ugweme inhlekelele ngokunyusa amaholo abasebenzi bezempilo

UHulumeni ugweme inhlekelele ngokuvumela ukuqala phansi izingxoxo nenyunyana iNational Education Health and Allied Workers Union (Nehawu) emuva kwesiteleka sabasebenzi bakahulumeni esidonse amasonto amabili.

This content is for subscribers only.
Join Now
Already a member? Log in here
Eminyakeni emibili uRamaphosa useshaye imithetho emibili yenhlekelele ezweni

Kungakapheli neminyaka emibili uMengameli uCyril Ramaphosa usememezele isimo sesibili senhlekelele kuzwelonke. Esokuqala kwaba isimemezelo senhlekelele…

Isibonelelo sikahulumeni sineqhaza elimqoka kwabafuna ukuqashwa

Nakuba isimo somnotho bese sisibi kakhulu kodwa uKhuvethe nalo lufike lwengeza ngaphezulu  eNingizimu Afrika. Ekoteni…

Iyawuzala nkomoni: INingizimu Afrika kuvuthondaba

UMalema emizamweni  yokuba nguSobukwe wesikhathi sethu Emazweni ase-Afrika kukhona umlando ohamba uhambe uziphinde. Lo mlando…...

This content is for subscribers only.
Join Now
Already a member? Log in here
Abezindaba baphenduke umtshingo ubethwa ngubani

Iphalamende elisha laseTunisia lihlale okokuqala ngqa ngoMsombuluko kodwa umfelandawonye uthe angeke balibone ukuba semthethweni kwawo ngemuva kokhetho olunamaphesenti ali-11 nje kuphela.

This content is for subscribers only.
Join Now
Already a member? Log in here
IMelika ibona uXi Jinping ezohlomisa iRussia ngasese

UMengameli waseChina uXi Jinping uhlela ukuvakashela eRussia maduze-nje ngesonto elizayo, kusho abantu abajwayelene nalolu daba ngoMsombuluko, kanti iMoscow neKyiv bobabili babike ukulwa okushubile empini eyachitha igazi eliningi esedolobheni elisempumalanga iBakhmut.

This content is for subscribers only.
Join Now
Already a member? Log in here
Ongaphansi nongaphezulu kwiNehawu noMnyango Wezempilo

Kubukeka kungongaphansi nongaphezulu phakathi kwenyunyana yabasebenzi bakahulumeni iNational Education Health and Allied Workers Union (Nehawu) noMnyango Wezempilo kuZwelonke njengoba ingekho evuma ukugoba uphondo kubona. 

This content is for subscribers only.
Join Now
Already a member? Log in here
ULourence ungumalamulela

Amavukelambuso e-M23 eDemocratic Republic of Congo asememezele ukuthi azobeka phansi izikhali empini edonse iminyaka empumalanga yezwe. Lokhu kulandela ukuxoxisana okuholwa nguMengameli wase-Angola uJoão Lourenço, ophinde abe yingqwele ye-African Union yokuthula nokubuyisana.

This content is for subscribers only.
Join Now
Already a member? Log in here
UNgqongqoshe uDidiza neqhingasu lokuhlenga ezolimo enkingeni kagesi

UNgqongqoshe WezoLimo, UkuBuyiswa Komhlaba kanye Nokuthuthukiswa Kwezindawo Zasemakhaya uThoko Didiza uthi isimo sikagesi esingaphansi kwesimo senhlekelele senza kusebenze izinyathelo ezizovumela ezolimo ukuthi zisebenze.

This content is for subscribers only.
Join Now
Already a member? Log in here
Okwenze uRamaphosa wamathintanyawo ngokusunduza uMaDlamini

Oshicilelweni lwangoNhlaba we-2019 ngaphansi kwesihloko esithi: ‘UMaDlamini angaba yihawu nogange lukaRamaphosa’ elaboHlanga laveza ubumqoka bukaDkt uMaDlamini Zuma kuhulumeni kaRamaphosa ngaleso sikhathi. 

This content is for subscribers only.
Join Now
Already a member? Log in here
Kusakusa ngezinkinga ezingapheli ezilandela uSaied

Inyunyana yabasebenzi yaseTunisia enamandla i-UGTT ihlangane enhlokodolobha ngoMgqibelo, yahlanganisa izinkulungwane zabasekeli ngokumelene noMengameli uKais Saied ukukhombisa amandla ayo ngemuva kokucindezela kwakhe abaphikisi kwakamuva.

This content is for subscribers only.
Join Now
Already a member? Log in here
Baphonsela inselelo imiphumela yokhetho eNigeria

Ongenele ukhetho lukamongameli waseNigeria u-Atiku Abubakar ngoMsombuluko uhole amakhulu abalandeli embhikishweni onokuthula mayelana nekhomishana yokhetho esingethe amavoti angenyanga edlule ikhomishana ethi anqotshwe yilowo obengenele iqembu elibusayo uBola Tinubu.

This content is for subscribers only.
Join Now
Already a member? Log in here
Sivusa usizi lwezikhathi zokhuvethe isiteleka seNehawu ezibhedlela

Abanye babasebenzi basezibhedlela abaqhubekayo nokusebenza ngaphansi kwezimo ezinzima njengoba kuqhubeka isiteleka samalungu eNational Education.

This content is for subscribers only.
Join Now
Already a member? Log in here
Kusinda kuyehlela: Nabamatekisi bangahle bagadle kubagibeli

Ukunyuka kwentengo kaphethroli kwangenyanga edlule sekwenze osomnotho bakuleli baqagula ngokungananazi ukuthi izinkomba ziveza ukuthi inhlangano eyengamele izithuthi nokukhiqizwa kwazo kuleli, iNational Automobile Association Manufacturer of South Africa (Naamsa) izophinde imemezele okunye ukwenyuka ngenyanga ezayo okuzoba ngokukhulu.

This content is for subscribers only.
Join Now
Already a member? Log in here
Zithole ukwesekwa izinhlelo zokuvuselela izingxenye zePhoyinti

Izinhlelo zeTransnet National Ports Authority (TNPA) zokuthuthukisa kabusha iPhoyinti echwebeni laseThekwini ngokweseka Uhlelo Olukhulu Lwechweba laKwaZulu-Natal zithole umfutho omkhulu.

This content is for subscribers only.
Join Now
Already a member? Log in here
Isankankanywa namanje eyokuthengwa kwamasheya eSAA

Sekuphele iminyaka emibili uhulumeni amemezela ukuthi iTakatso Consortium izothenga amasheya angama-51% eSouth African Airways (SAA).

This content is for subscribers only.
Join Now
Already a member? Log in here
INehawu isabisa ngokuqinisa isiteleka 

Naphezu kwezikhalo eziqhamuka nxa zonke ngesimo seziguli ezibhedlela zakuleli kusukela kuqale isiteleka sabasebenzi bakahulumeni abangaphansi kwenyunyana iNehawu, le nyunyana ithi lingawa licoshwe izinkukhu angeke bahlehle.

This content is for subscribers only.
Join Now
Already a member? Log in here
UMavundla uzohlangana noMsinsi Wokuzimilela eThekwini

Emuva kokwesula eMkhandlwini iTheku kulandela ukususwa esikhundleni sokuba yiPhini leMeya kuningi ukuqagula ngokuthi umholi we-Abantu Batho Congress (ABC), uMnu uPhilani Mavundla iyiphi indlela angayithatha kwezepolitiki.

This content is for subscribers only.
Join Now
Already a member? Log in here