Umbhoxo
Kubatshazwe izimanga zamaBhokobhoko ngesikhathi iSouth African Rugby Union (SARU) iklomelisa abadlali abagqamile ngesizini edlule.
Insika yamaBhokobhoko uLukhanyo Am ichaza umqeqeshi omusha weqembu lesizwe lebhola lombhoxo njengomqobi wokuzalwa. URassie Erasmus umenyezelwe njengomqeqeshi omusha wamaBhokobhoko ngesonto eledlule.
Agaqele isicoco sesithathu seNdebe YoMhlaba kulandelana Amabhokobhoko asememezele uRassie Erasmus njengomqeqeshi omusha weqembu lesizwe. U-Erasmus…...
Ingwazi yamaBhokobhoko uJoel Stransky isiphumele obala ngokuthi ayiliboni iqembu elifika kwelikaSiya Kolisi emlandweni weqembu lesizwe…...
Umama uJoyce "Mama Joy" Chauke uyalele abantu baseNingizimu Afrika ukuthi lokhu asebekuqalile bengabe besakuyeka.
Ufuna sigixabezwe uRassie Erasmus isikhundla sokucija amaBhokobhoko asanda kudla iNdebe yoMhlaba kwelaseFrance, owayegijima kuleli qembu uTendai "The Beast" Mtawarira.
Amabhokobhoko asenze saziqhenya ekhala emuka nesicoco seNdebe yoMhlaba. Elakuleli lithele othulini iNew Zealand ngo 12-11…...
Sikhulu isililo e-Eastern Cape ngokushaywa ngesithende kwenhlokodoloba, iGqeberha kuhambo lwamaBhokobhoko lokubungaza ukunqoba iNdebe yoMhlaba.Elakuleli liqophe…...
Ekuqaleni kweNdebe YoMhlaba bekukhona ukungabaza ngokuthi angabuya nesicoco Ngesikhathi kuqhathwa amaqembu azoba yingxenye yeNdebe YoMhlaba…...
Kuvela ukuthi izoqinisa ukubheka kuleli ngaphambi kokuphumela ngaphandle ISouth African Rugby Union (SARU) isiphumele obala…...
Phakathi kwalamaqembu elilodwa lizokwenza umlando yokunqoba amahlandla amane Kuphela amaphupho ngoMgqibelo ngele-9 kusihlwa kowamanqamu weNdebe…...
Uxwayisa Amabhokobhoko ngobungozi bokweya amaNgisi kowandulela amanqamu eNdebe yoMhlaba yebhola lombhoxo, uLwazi Mvovo, owazakhela udumo…...
Kuphela amaphupho ngeSonto ngehora lesi-9 ebusuku eStade de France emdlalweni we-Quarterfinal kwiNdebe yoMhlaba phakathi kosokhaya…...
Ingwazi yaMabhokobhoko uDale Santon ichaza ngokubaluleka kokudlalisa uHandre Pollard ngemuva kokubhacaza kwezibabuli zaleli qembu zigeja…...
Kuzohlukana inhloko nesixhanti uma Amabhokobhoko esedudulana ne-Ireland emdlalweni wamaqoqo eNdebe yoMhlaba yebhola lombhoxo eqhubeka kwelaseFrance.…...
Akakhathazekile nakancane ngendlela Amabhokobhoko aqale ngayo iNdebe yoMhlaba eqhubeka eFrance owayegijima kuleli qembu, uLwazi Mvovo.…...
AMabhokobhoko aya eFrance enomthwalo omkhulu wokuvikela isicoco sawo Ingwazi yaMabhokobhoko u-Odwa Ndungane isiphumele obala ngesifiso…...
AmaBhokobhoko enze izinguquko ezili-10 eqenjini eliqale umdlalo ngeledlule, ngesikhathi elakuleli kade libhaxabula i-Australia eLoftus Versfeld,…...
Isingene shi kwezamabhizinisi ingwazi yaMabhokobhoko, uTendai ‘The Beast’ Mtawarira onqobe iNdebe yoMhlaba naMabhokobhoko ngaphambi kokuthatha…...
Kunenqwaba yamagama avelayo kwababheke ukucija leli qembu.
Uzishaya isifuba ngokuba ngowesifazane wokuqala omnyama ukuba ngumethuli oqavile webhola lombhoxo, uMotshidisi Mohono. Le ntokazi…...
Kubukeka kuzoba nzima ukuthi amaBhokobhoko abuyisele izinduku emqhudelwaneni iRugby Championship, kusasa ngele-11:45 e-Allianz Stadium. Ngeledlule…...
Umqeqeshi wamaBhokobhoko uJacques Nienaber uthi ulindele ukuthi iNew Zealand ibuye ngamandla emdlalweni wakusasa. Usho lokho…...
Iqembu lakuleli lombhoxo amaBhokobhoko lizodlala umdlalo wokuqala weTest kulo nyaka neWales. Lo mdlalo uzoba kusasa,…...