Ezokusubatha

Ungeke usaba khona oweComrades nonyaka

Umoya wobunye nokujabula kusuka kuze kuyophela. Lesi yisithombe esisonga umjaho omkhulukazi kuleli iComrades Ultra Marathon.…...

This content is for subscribers only.
Login Join Now
Bathi ilokhu abakudingayo eNhlokodolobha

Bekuyinjabulo yodwa ezitaladini zaseMsunduzi kuguduza abagijimi. Obekwenzeka bekubonisa ukuthi lokhu okwakushiwo ngabagqugquzeli ukuthi inhloso yalo…...

This content is for subscribers only.
Login Join Now
ICapital City Marathon isifikile

Sekusemthethweni; uMsunduzi yikhaya lemijaho yezinga eliphezulu lokhu kulandela ukumenyezelwa komqhudelwano omusha kwezokusubatha nozobanjwa mhla zingama-23…...

This content is for subscribers only.
Login Join Now
USkhosana uyalethemba elithunyelwe eDoha

KUBUKEKA isazoqhubeka ithwale kanzima iNingizimu Afrika emqhudelwaneni wamazwe obizwa ngokuthi i-International Association of Athletics Federations…...

This content is for subscribers only.
Login Join Now
UMthembu unethemba ngethimba azolihola kubhekwe eRomania

  UMPETHA weTwo Oceans Marathon uBongumusa Mthembu uzohola ithimba labasubathi eliyomela elakuleli eRomania kwi-International Athletics…...

This content is for subscribers only.
Login Join Now
UMphakathi ufuna ukushintsha izinto kuSoweto Marathon ngeSonto

KUBHEKWE abasubathi bakuleli emjahweni wakulo nyaka i-Old Mutual Soweto Marathon ozokuba ngeSonto esifundazweni iGauteng. Ngonyaka…...

This content is for subscribers only.
Login Join Now
UManyonga noSemenya bayithemba le-Afrika

UKUBHEKISA amakhanda phansi kwezinsephe zabasubathi bakuleli zigxile kwezikwazi kancono sekuyaqala ukuthela izithelo njengoba abasubathi bakuleli…...

This content is for subscribers only.
Login Join Now
‘Ngiyothola ukuphumula mhla nganqoba iComrades’

KWEJWAYELEKILE ukuthi uma uxoxa nabadlali asebephumelele bemidlalo eyahlukene bagqamise lokho asebekuzile balibale ukuthi luselude ukhalo…...

This content is for subscribers only.
Login Join Now
IComrades Marathon izohlanganisa izitha eNtshangwe

Bakhohlwa imibango yezepolitiki esidlule nemiphefumulo kwashiswa nemizi uma sebekhomoza abagijimi INDAWO yaseNtshangwe, eseMpumalanga yeTheku, KwaZulu-Natal…...

This content is for subscribers only.
Login Join Now
I-Afrika liya ngokuliyishonela kuma-Olympics

Nakulama-Olympics alo nyaka kubukeka eya ngokumfimfa amathuba okuthi kungaba khona izwe e-Afrika elizosonga lo mqhudelwano…...

This content is for subscribers only.
Login Join Now
INingizimu Afrika ithi: Libunjwa liseva kwezokusubatha

Isithole ukuthi i-Athletic South Africa (ASA) isigcine isilimemezelile iqembu labasubathi abangama-23 abazomela elakuleli kuma-IAAF World…...

This content is for subscribers only.
Login Join Now
Ibuthwa ngamasaka kuComrades yalo nyaka

Kuzobonakala ngeSonto kulabo abazilungiselele ngempumelelo uma sekubhekwe ezansi emjahweni walo nyaka othathwa njengonzima kakhulu kubagijimi…...

This content is for subscribers only.
Login Join Now
Kusukwa kude ne-Comrades Marathon yezimanga

NAKUBA kuncomeka ukuthi kwabesilisa sekuphele iminyaka emithathu ilandelana kunqoba abasubathi baseNingizimu Afrika kwiComrades Marathon kodwa…...

This content is for subscribers only.
Login Join Now
Kulambisa abagijimi ukuminyana kwemincintiswano

ULusapho April ozakhele udumo ephuma indawo yesithathu kwi-New York Marathon ngonyaka odlule ubona ukusondelana kwemijaho…...

This content is for subscribers only.
Login Join Now
Kusolwa uhulumeni nobuvila ngabasubathi besifazane

IZAGILA ziqhuma ekhanda likahulumeni waseNingizimu Afrika ngokungenzi kahle kwabasubathi besifazane bakuleli. Nakuba sisekhona isikhalo ngokungenzi…...

This content is for subscribers only.
Login Join Now