EzaseMelika

UZelenskyy akanamhlahlo ngokungenziwa uTrump uma enganqoba ukhetho

UMengameli wase-Ukraine uVolodymyr Zelenskyy uthe  ngeke akwazi ukubikezela ukuthi uDonald Trump uzokwenzani uma ekhethwa okwesibili njengomengameli wase-USA ngoLwezi.

This content is for subscribers only.
Login Join Now
Kungenzeka uHarris angenele uBiden: Imithombo

IPhini likaMengameli uKamala Harris kubukeka ehamba phambili ongangena esikhundleni sikaMengameli wase-USA uJoe Biden uma enquma ukungaqhubeki nomkhankaso wakhe wokuphinda aqokwe kulesi sikhundla.

This content is for subscribers only.
Login Join Now
UTrump uthi ‘ULUNGILE’ ngesikhathi okungenzeka asihlale ejele

Owake waba nguMongameli uDonald Trump uthe "ulungile" ngokudonsa ejele noma ukuboshelwa endlini kulandela ukugwetshwa kwakhe ngamacala angama-34 okusenga ezimithiyo ngamarekhodi ebhizinisi.

This content is for subscribers only.
Login Join Now
I-USA iyaqhubeka nokufukamela u-Israeli

UNobhala Wezwe i-USA u-Antony Blinken utshele iKomidi Lezobudlelwano Nangaphandle KweSinethi ukuthi uzimisele ukusebenza ngempendulo efanele esinqumweni sikaMshushisi WeNkantolo Yamazwe Ngamazwe Yokucela izincwadi zokuboshwa kukaNdunankulu noNgqongqoshe Wezokuvikela wakwa-Israyeli.

This content is for subscribers only.
Login Join Now
I-USA isabisa ngokufinyeza isandla kolwezikhali ku-Israeli

UMengameli wase-USA uJoe Biden wafunga okokuqala esidlangalaleni ukuthi uzogodla izikhali ezithunyelwa kwa-Israeli uma amasosha ayo ehlasela kakhulu iRafah eningizimu yeGaza.

This content is for subscribers only.
Login Join Now
Iyahoxa i-USA eNiger

IJunta ehola iNiger icele i-USA ukuthi ihoxise amasosha ezweni ngenxa yokungaboni ngaso linye neWashington.

This content is for subscribers only.
Login Join Now
UGuterres ufuna kube nokuzithiba emveni kokuhlasela kwe-Iran

UNobhala-Jikelele weNhlangano Yezizwe u-Antonio Guterres ngeSonto ukhiphe isikhumbuzo sokuthi izenzo zokuphindisela ezibandakanya ukusetshenziswa kwamandla zivinjelwe…...

This content is for subscribers only.
Login Join Now
Ihlathi selomile osekusele isikhuni somlilo

Phezu kokucija kwemikhonto ikhona imizamo yokupholisa ukuze ingaqhumi intabamlilo.

This content is for subscribers only.
Login Join Now
IPHUTHA NOMA INHLOSO? ICanada ifuna izimpendulo ngokufa kwezisebenzi zosizo eGaza

UNgqongqoshe Wezangaphandle eCanada uMelanie Joly ucele ukuthi kwenziwe uphenyo olugcwele mayelana nokubulawa kwezisebenzi zosizo eGaza

This content is for subscribers only.
Login Join Now
Amaqembu amalungelo anxusa i-USA ukuba iyeke ukuxosha abantu baseHaiti

Izinhlangano zabokufika cishe ezingama-500 kanye nezinhlangano zamalungelo abantu zisayine incwadi enxusa uHulumeni wase-USA ukuba umise ukubuyiselwa kwabantu emakubo baseHaiti.

This content is for subscribers only.
Login Join Now
INkantolo yase-USA ihambisana nezinkampani mayelana nokusetshenziswa kwezingane e-Afrika

INkantolo Yokudlulisa Amacala ngoLwesibili yenqabile ukubopha izinkampani ezinhlanu ezinkulu zobuchwepheshe ngezinsolo zokweseka ukusetshenziswa kwezingane ezimayini ze-cobalt eDemocratic Republic of the Congo.

This content is for subscribers only.
Login Join Now
I-USA igxeka iRwanda ngokwanda kodlame eCongo

I-USA ngoMgqibelo igxeke udlame oluqhubekayo empumalanga yeDemocratic Republic of Congo (DRC), umunwe wayo ukhomba iM23, okuyiqembu elihlomile ethe lesekelwa yiRwanda.

This content is for subscribers only.
Login Join Now
IMelika yenza ngakho konke ukuvikela i-Ukraine empini

IMelika ixwayise “ngemiphumela eyinhlekelele” uma iMoscow izosebenzisa izikhali zenuzi e-Ukraine, ngemuva kokuthi uNgqongqoshe Wezangaphandle waseRussia…...

This content is for subscribers only.
Login Join Now
Ababaleki baphikelela eBritain kumnyama kubovu

UMengameli u-Emmanuel Macron uvikele okwenziwa yiParis kodwa wathi iFrance iyizwe elingumgudu labafuduki abaningi futhi kudingeka ukubambisana okwengeziwe kwe-Europe ukuze kuliwe nokufika kwabantu kwamanye amazwe ngokungemthetho

This content is for subscribers only.
Login Join Now
Bahogele igesi ebivuza emayini kwafa amashumi abantu

Ukuvuza kwegesi emayini yamalahle eSiberia kubulale abantu abangama-52 ngoLwesine, kusho izinhlangano zezindaba zaseRussia, okuhlanganisa nabatakuli…...

This content is for subscribers only.
Login Join Now
Izono zoyise: AbaseDRC bafuna ubulungiswa eBelgium

Abesifazane abahlanu abazalelwa eDemocratic Republic of Congo bavulele izwe iBelgium icala lobugebengu obubhekiswe esintwini. Abesifazane…...

This content is for subscribers only.
Login Join Now
Bayabhikisha abaseka owayenguMengameli eGeorgia

USaakashvili, owampontshelwa igazi ngasekupheleni kukaMfumfu, uthe odokotela basejele bamnikeze ikhambi eliwuketshezi ngenxa yezizathu zempilo kusukela ngoMfumfu zingama-30.

This content is for subscribers only.
Login Join Now
Bafuna kudedeleke imali esemazweni abase-Afghanistan

I-Afghanistan ipake izigidigidi zamarandi empahleni phesheya kwezilwandle ne-US Federal Reserve namanye amabhange amaphakathi e-Europe, kodwa leyo mali imisiwe selokhu leli qembu lakhipha uHulumeni oxhaswe ngabaseNtshonalanga ngoNcwaba.

This content is for subscribers only.
Login Join Now
Inhlangano yomhlaba yezempilo ikhathazekile ngesimo sase-Afghanistan

simo esesiba sibi sagcizelela inkinga ababhekene nayo abanikeli abaningi bamazwe omhlaba, iningi labo elingakuthandisisi ukuxhasa uhulumeni oholwa yiqembu iTaliban

This content is for subscribers only.
Login Join Now
IKenya inike amalungu omphakathi wamaShona ubuzwe, nokuqede umzabalazo weminyaka

hakathi wamaShona asehlale eKenya amashumi eminyaka njengabantu abangenazizwe banikezwa ubuzwe bakuleliya lizwe ngoLwesithathu. UNgqongqoshe Wezokuphepha…...

This content is for subscribers only.
Login Join Now
Kusolwa owayengumehluleli ekubulaweni kukamengameli

Amaphoyisa aseHaiti ngoLwesihlanu aveze izinsolo ezintsha azibhekise kowayengumehluleli eNkantolo Ephakeme yalelizwe mayelana nokuhlangana kwakhe nokubulawa…...

This content is for subscribers only.
Login Join Now
IHaiti iqoke uNdunankulu omusha ngemuva kokubulawa kukaMengameli

Uhulumeni waseHaiti ngoLwesibili (ngesonto eledlule) uqoke ngokusemthethweni u-Ariel Henry (osesithombeni) njengoNdunankulu walelizwe, cishe emasontweni amabili…...

This content is for subscribers only.
Login Join Now
Unxuse ukubhekisiswa kweziyaluyalu zaseNingizimu Afrika

Lowo owayeyinxusa lase-United States of America (US) eNingizimu Afrika unxusa i-US ukuba isukume futhi yenze…...

This content is for subscribers only.
Login Join Now
Ifuna kuxoxiswane ngolwaseTigray i-USA

Izwe i-United States of America ikhathazeke kakhulu ngemibiko yobutha esifundeni iTigray e-Ethiopia futhi ligxeka noma…...

This content is for subscribers only.
Login Join Now