Iqembu elibusayo eGhana iNew Patriotic Party (NPP) liqoke iPhini likaMengameli uMahamudu Bawumia njengelungu elingenele ukhetho lukamengameli lwangoZibandlela wezi-2024, lahlanganisa umqhudelwano nowayengumongameli uJohn Mahama.
Inkantolo eNkulu yaseGambia igwebe isosha iminyaka eli-12 ejele ngokuhola ukuketulwa kombuso okwabhuntsha kwahulumeni ngonyaka odlule…...
Obethathwa njengembangi enkulu kaMengameli waseGibhithe u-Adel Fattah al-Sisi okhethweni oluhlelelwe uZibandlela umemezele ukuthi ngeke asalungenela…...
Owaklonyeliswa nge-Nobel Peace Award uMartti Ahtisaari, obenguMengameli weshumi waseFinland phakathi kowe-1994 nowezi-2000, ushone ngoMsombuluko eneminyaka…...
Owayengumengameli waseMadagascar uMarc Ravalomanana uthe ulimale emlenzeni ngesikhathi amaphoyisa namasosha edubula ngesisi esikhalisa unyembezi ehlakaza…...
UMengameli waseRussia u-Vladimir Putin ngoLwesihlanu uvele ehlangana nomunye wabaphathi abakhulu beqembu le-Wagner futhi bedingida ngendlela…...
UMengameli waseRwanda uPaul Kagame uthe uzongenela ukhetho kabusha ngonyaka ozayo, ngethemba lokuthi uzokwengeza ihlandla lakhe…...
OwayenguMengameli waseMelika uDonald Trump uthe wayichitha imibono yabameli bakhe ngokuqhubeka nokuphikisa ukwehlulwa kwakhe okhethweni langowezi-2020…...
UMengameli waseMadagascar u-Andry Rajoelina wesulile esikhundleni sakhe ngemuva kokuqinisekiswa ngokusemthethweni njengomuntu ozongenela ukhetho lobumengameli wezwe,oluhlelelwe…...
UMengameli u-Emmerson Mnangagwa usethembiseukuthi uzosebenzela izakhamuzi zaseZimbabwe zonke ukuze aqhubekisele phambili intuthuko kuleliyalizwe. Wethule inkulumo…...
IKhomishini Yokhetho eZimbabwe iqede ukuqagula ngempelasonto edlule imemezela uMengameli u-Emmerson Mnangagwa njengonqobile kukhetho lukamengameli ngamavoti…...
Bayede News 25-31 August 2023.indd Amagama akhe aphelele nguVladimir Vladimirovich Putin. Sekuvele imibiko yokuthi umholi…...
UMama uZenzile Miriam Makeba wazalwa zi-4 kuNdasa zingama-1932, wabizwa ngokuthi uMama Afrika, wayengumculi waseNingizimu Afrika,…...
I-United Nations isichaze ngokuthi “sikhathaza kakhulu” isinqumo sebutho lezempi iJunta elibusa iNiger sokumangalela uMengameli owachithwa…...
Amaphoyisa abophe owayenguNdunankulu wasePakistan u-Imran Khan eLahore ngoMgqibelo ngemuva kokuba inkantolo imgwebe iminyaka emithathu ebhadla…...
UKhader Adnan, oyilungu leqembu lamaphekula asePalestine, i-Islamic Jihad, osolwa ngabakwa-Israel ngamacala obushokobezi, ushonele ejele lakwa-Israel…...
UNdunankulu waseJapan uFumio Kishida ukhishwe engenamyocu ngemuva kokuthi umsolwa ejikijele okwakubonakala njengebhomu ngesikhathi ethula inkulumo…...
UDalai Lama, umholi wezenkolo waseTibet oneminyaka engama-87 ubudala, uxolisile ngoMsombuluko ngemuva kokuthi kusabalale ividiyo imkhombisa…...
UNgqongqoshe Wezokuvikela waseRussia uSergei Shoigu uthembise ukuthi uzothuthukisa izikhali ezihlinzekwa amasosha aseRussia e-Ukraine ngesikhathi evakashele…...
UPaul Rusesabagina, owavezwa njengeqhawe efilimini yaseHollywood ethi“Hotel Rwanda” futhi odonsa isigwebo seminyaka engama-25 ngamacala obushokobezi,…...
Ukuhlangana kwamabhele amabili kutatazelisa awaseNtshonalanga UVladimir Putin kanye “nomngane wakhe othandekayo” umholi waseShayina uXi Jinping…...
UXi Jinping ngoLwesihlanu uthole ihlandla lesithathu leminyaka emihlanu njengomongameli waseChina njengoba eqinisa amandla akhe njengomholi…...
Amavukelambuso e-M23 eDemocratic Republic of Congo asememezele ukuthi azobeka phansi izikhali empini edonse iminyaka empumalanga yezwe. Lokhu kulandela ukuxoxisana okuholwa nguMengameli wase-Angola uJoão Lourenço, ophinde abe yingqwele ye-African Union yokuthula nokubuyisana.
Ikhomishana yokhetho yaseNigeria ngoLwesithathu imemezele uBola Tinubu njengomengameli ngemuva kokhetho lwangempelasonto obelunezigigaba eziningi, emcimbini obuchithiwe amaqembu amabili aphikisayo.