Ekuqokweni kwakhe uHassan, iTanzania yangena emlandweni wamazwe ambalwa ezwenikazi i-Afrika aseke aholwa abesifazane.
UMengameli uBiya oneminyaka engama-92 ubanga nabasebancane.
Ubexinwa ngeminyaka yakhe kuyona yonke imikhankaso abeyenza.
Kube nesibalo esiphezulu sezokuvikela ngoMsombuluko kusihlwa kuvimbe imibhikisho eholwa yintsha emadolobheni amaningi aseMoroccan, lapho intsha…...
Kudalwa yini ukuthi njalo makunezimpi ezwenikazi, bese kufanele zixazululwe ngamazwe angaphandle, ikakhulukazi awaseNtshonalanga?
Izakhiwo ezishisiwe bezishunqa abanikazi bezitolo bekhuculula imfucumfucu eshile enkabeni yeNairobi izolo.
I-Rwanda isiveze ukuthi izohoxa ku-Economic Community of Central African States (ECCAS).
UMurwira usenxuse ukuthi kube nezingxoxo phakathi kwabo bonke ababambe iqhaza eDRC.
Usopolitiki weqembu eliphikisayo e-Uganda osesitelekeni sokungadli uphuthunyiswe esibhedlela ngemuva kokuba isimo sakhe sempilo sibe sibi.
Iqembu lamavukelambuso i-M23 selinxuse uhulumeni waseDemocratic Republic of Congo (DRC) ukuthi ubambe iqhaza ezingxoxweni zokubhekana nenkinga ekhona ezweni.
Amavukelambuso e-M23 athathe izintambo zokulawula idolobha iNyabibwe empumalanga yeDRC.
UMkhandlu Wamalungelo Abantu we-UN uzoba nomhlangano okhethekile wokudingida isimo edolobheni elisempumalanga yeCongo.
Iqembu lamavukelambuso i-M23 eDemocratic Republic of Congo (DRC) selimemezele ukuthi kuzomiswa ukulwa, okuzoqala namuhla.
Bekunezidumbu ezingama-773 emakhazeni asezibhedlela nasezindaweni ezizungezile empumalanga yedolobha laseCongo iGoma kusukela ngoMasingana .
Uhulumeni waseRwanda uthi uthole ubufakazi eGoma, eDemocratic Republic of Congo ngokuhlaselwa okuhleliwe kweRwanda.
Lo mhlangano wezinsuku ezimbili uza phakathi nokushuba kwesimo phakathi kwabanye ababambisene kuHulumeni Wobumbano ne-GNU.
Ruto umeme ozakwabo baseRwanda kanye neDRC emhlanganweni ozoba seKenya.
UChiwenga usethumele umlayezo oqinileyo kwabanye abantu ezweni.
Le mpi isiholele ekufeni kwamasosha ali-13, okuhlanganisa nawaseNingizimu Afrika.
Amavukelambuso e-M23 ethathe amadolobha futhi asethatha izindawo ezintsha esifundazweni iNorth Kivu.
Iziphathimandla zaseSouth Sudan zimise ukungena ezinkundleni zokuxhumana okungenani izinsuku ezingama-30 ngemuva kokuba ama-video aveza izinsolo…...
IDemocratic Republic of Congo yethule uphenyo mayelana nokuxhashazwa kwemali engaphezu kwezigidi ezingama-$300 kwinkampani kahulumeni iGecamines.
Amasosha kukholakala ukuthi angamalungu eqembu elihlomile i-Boko Haram kanye neqembu elihlomile i-ISWAP.
mehluleli eBukavu uthole abamangalelwa benecala lokushushumbisa imali, ukuthenga ngokungemthetho kanye nokutholakala nezinto ezimbiwa phansi, namanye amacala.