USomlomo wePhalamende, uNkk uNosiviwe Mapisa-Nqakula, usenqume ukukhipha uSolwazi uRichard Calland esigungwini esizophenya ukuthi bukhona yini…...
Uma iPhalamende liphasisa uMthethosivivinywa Wokuchitshiyelwa Kwezokhetho ngendlela ekuyona njengamanje, kuba sengozini yokuthi isichibiyelo siphikiswe enkantolo.…...
Isikhulu seKhomishana yoKhetho uMnu uSy Mamabolo sithi noma ngabe yisiphi isinqumo sephalamende mayelana noMthethosivivinywa wokugcina…...
Kuleli sonto uqalelile umshikashika njengoba inhlolokhono ibivezelwa umphakathi kulaba abane abagaqele isikhundla soMehluleli Omkhulu okunguMehluleli…...
Abe-ActionSA ngomlomo kaMashaba abakufihlanga ukuthi impela bangabaqoma bonke kepha hhayi uKhongolose.
Ukubuyela kweNFP eDumbe kungasho ithuba lokukwazi ukuba nesizinda sokuzibonakalisa njengeqembu elisemandleni njengoba kwenza iDemocratic Alliance ( DA) kuMasipala iKapa
URamaphosa noZikalala bangahle babhekane nolaka lwamalungu
Ubufakazi bokungahleleki kuyiphoxile lenhlangano njengoba igcine isishwabana ulimi ngesikhathi izama ukuziphungela.
Izinombolo zakamuva zikhomba ukuthi uRamaphosa kenzanga kuyaphi njengoba usazika umkhumbi.
Ukuqonga kwezinkinga ezimayelana nokhetho sekuphoqe ukuthi inhlangano iyokhuleka ukuthi inkantolo ibe ngumalamulela
Leli qembu lisethubeni lokuba landise ukumeleleka koHulumeni Bendawo inqobo nje uma abantu bengagcini ngokubashayela ihlombe kepha bangabavoteli
Kuleli sonto uNgqongqoshe obhekele ezithinta ohulumeni bendawo uDkt uMaDlamini Zuma umemezele usuku lokuthi kuyiwa nini esigcawini nayilapho abavoti beyokwenza khona isinqumo
Usuku lwangoMsombuluko belumqoka kusimiso sedemokhrasi yakuleli. Lolu bekuwusuku lapho inhlangano elisu ukhetho kuleli i–Independent Electoral…...
Umhlaziyi wezepolitiki ozimele uDkt Ralph Mathekga uthe amaqembu amasha analo ithuba lokuziveza okhethweni lohulumeni bezindawo oluzayo.
UKhongolose ubufuna aqokwe njengoSomlomo. Lokhu njengezifiso zawo kwenzekile, umbuzo uthi lona izwe lizozuzani kulokho.
Uphenyo lweKhomishini eholwa nguMehluleli uMoseneke luzwile ukuthi ukuhlehliswa kokhetho loHulumeni Bezindawo lwangoMfumfu zingama-27 kuzoba nomthelela…...
Leli sonto esikulo libizwa ngokuthi iChild Protection Week ngalo kugcizelelwa ukubaluleka kokuvikelwa kwezingane namalungelo azo.…...
Abantu abatokile noma ababoshiwe banamalungelo athile ngaphansi koMthethosisekelo wezwe. Elinye lalawa malungelo ngelithi umuntu oboshiwe noma…...
Mhla zili-14 kuMbasa wezi-2021 ecaleni eliwu-CCT23/20 [2021] ZACC, iNkantolo YoMthethosisekelo yakhipha isinqumo esicelweni sokuqinisekisa isinqumo…...
Kuhlezi kugcizelelwa ukuthi ukuziphindiselela kumuntu owonile noma ukuzithathela umthetho kuyicala elibovu futhi kunemiphumela engaholela ekugwetshweni…...
Mhla zingama-22 kuMbasa wezi-2021 iNkantolo Yokwedluliswa Kwamacala imile esinqumweni seNkantolo Enkulu yaseGauteng esigabeni sasePretoria sokuchitha…...
Akungabazeki ukuthi isinqumo seNkantolo Yokwedluliswa Kwamacala Ezisebenzi sizoguqula ukwenzeka kwezinto uma kunemibhikisho yezisebenzi. Mhla zili-13…...
NgoMbasa wezi-2021 iNkantolo kaMantshi eMahlabathini igwebe intombazane eneminyaka yobudala eli-16 izinyanga ezili-12 yenza umsebenzi womphakathi…...
UMthethosisekelo waseNingizimu Afrika uyakuvuma ukuganana nokuthandana kwabantu bobulili obufanayo kodwa kuningi okugcina sekushayisana kulobu budlelwano…...