Ipolitiki Yamaqembu

Abahlehlela i-Action SA bakhomba uMashaba ngokuba ngumagayazidlele

Njengamaqembu amaningi asuke esungulwe ngabaholi abalaxaza amadala noma bakhonjwe  indlela,ngezizathu ezahlukene, okwenzeka eqenjini likaMnu uHerman…...

This content is for subscribers only.
Login Join Now
Indla beyiphika: Isiqalile ukuhlehlelwa zikhuni i-ABC kaMavundla

Ukuxoshwa kwakhe uKhongolose eThekwini ngoZibandlela naphezu kokuba esenikele eNkantolo eNkulu yakuleli dolobha  eyivimba ukuba ingamphazamisi ekubeni ngowesibili ekuholeni iTheku kwavula elinye ikhasi empilweni kaMengameli we-Abantu Batho Congress (ABC).

This content is for subscribers only.
Login Join Now
Inzangabomu: Iqhingasu lokubuyisela iNkatha odakeni

Bambalwa abangaphikisa ukuthi okhethweni lohulumeni bendawo olwedlule yi-Inkatha Freedom Party (IFP) eyadla ubhedu. Kusuka ekwethulweni…...

This content is for subscribers only.
Login Join Now
Kungenzeka yini uCele neSAPS babeyisandla sesithathu ekuxabaneni kwe-EFF ne-IFP?

Kufufusa ihlazo elingahle libeke iqembu elibusayo nohulumeni kwingcindezi. Lokhu kulandela ukuqinisekiswa ngokuthi abe-IFP ne-EFF bakwebhana…...

This content is for subscribers only.
Login Join Now
Ngabe i-IFP izongena kunoxhaka wezolo ngezinsolo zeZitoyitoyi?

Ubuholi be Inkatha Freedom Party (IFP) buphuthume baziphikisa izinsolo ezenziwa ngabe Economic Freedom Fighters (EFF) zokuthi bahlela ukusoconga uNobhala Jikelele we-EFF, uDlamini.

This content is for subscribers only.
Login Join Now
URamaphosa neZitoyitoyi kuvuthondaba

Usuku obekade lulindelwe lufikile lwedlula. Izolo mhla ziyi-9 kuNhlolanja izinhlelo bezimbili; ngoluka Somlomo wePhalamende uMhlonushwa…...

This content is for subscribers only.
Login Join Now
Ucu alukahlangani ku-ANC neZitoyitoyi: okwaseGoli kube umazihlonze

IsiZulu sithi izinkunzi ezimbili kazihlalelani esibayeni sinye. Lokhu kucaca bha ngalokhu okuqhubeka phakathi kweqembu elibusayo…...

This content is for subscribers only.
Login Join Now
Okuzibophile kuyoziqaqa: IDemocratic Alliance emlenzeni wokugcina?

Amaqembu amancane asola ubuholi be-DA ngokuwadelela nokuwenze ayijezisa.

This content is for subscribers only.
Login Join Now
Ngabe iyozala nkomoni: Uyashuba umbango waSekela Mengameli kuKhongolose

Amagama ayaqhubeka nokuvela abaphakanyiswa ngokuthatha isikhundla sokuba yiPhini likaMengameli we-African National Congress (ANC). Isikhundla sesibili…...

This content is for subscribers only.
Login Join Now
UKhongolose usuqalile ukuzwa amanzi ngobhoko ngengqungquthela

UMengameli we-African National Congress (ANC), uMnu uCyril Ramaphosa, uthe uhlelo lokuqokwa kwabaholi abazongenela ingqungquthela yama-55…...

This content is for subscribers only.
Login Join Now
Ukungabi nenqubomgomo eqondile nokuhlehlelwa zikhuni kudala kuCope

Uvuke okhukhwini ezwa elokumiswa Amalungu amadala athi sekuya ngawenkehli Umhla zili-16 kuZibandlela wezi-2008 wasiguqula isimo…...

This content is for subscribers only.
Login Join Now
Ukuguquguquka kobuso be-Inkatha Freedom Party koHulumeni Bendawo

Ingcika ngabathile abanamava komasipala Ukuhlela kwayo imicimbi kungayenza ifane nabanye Lingelinye lamaqembu athole ukwesekelwa okhethweni…...

This content is for subscribers only.
Login Join Now
Ngabe iSouth African Communist Party isiyaphenduka inkunzi ebovu edla ngandoda

Ukugagaza ukuphuma inxiwa sekwaba yisisho NamaKhomanisi kawasolwe angagcini ngokuba nezikhundla Akulona ihaba ukuthi umlando womzabalazo…...

This content is for subscribers only.
Login Join Now
Ilumbo lidla umninilo kuRamaphosa nosifumbu ubona uqhaqhazela kuKhongolose

Umgoga ayewucuphele abanye eqenjini usungadla yena Umphumela wukuhoxa ezweni naseqenjini Iqembu elibusayo eNingizimu Afrika i-African…...

This content is for subscribers only.
Login Join Now
Usephenduke izeze eliluma liqhashe uMaKhoza

Umbiko ongamakhasi angama-24 uveza isithombe somholi olihlongandlebe Kupolitki kukhona amakhono kanye nezigameko ezinconywayo kosopolitiki. Isibonelo…...

This content is for subscribers only.
Login Join Now
UMaXhamela uthi kosala oyedwa: Umile ekutheni abanye aBehluleli yimihlola

IsiZulu sithi kayihlabi ngakumisa. Yile mpendulo oyithola usaya noma usubuya ukuyokhuluma nalo mholi nesikhuphekhuphe somzabalazo…...

This content is for subscribers only.
Login Join Now
IDA isihlaba iyasihlikiza isiphakamiso sokugoma okuyimpoqo ezikhungweni

UNgqongqoshe Wezemfundo Ephakeme uDkt uBlade Nzimande usenxuse bonke abantu abasezikhungweni zemfundo ephakeme ukuthi bagome ukuze…...

This content is for subscribers only.
Login Join Now
Noseyishayile akakayosi: I-IFP nomqansa wokubuye yethenjwe ngabantu ngowe-2024

Ngenxa yomkhankaso omuhle i-IFP ivotelwe ngamalungu ayo kepha okumqoka ivotelwe nayilabo abangewona amalungu kodwa abahehwe yizinkulumo zabaholi bayo ebezithi ukuvotela i-Inkatha kusho izinguquko nokuqeda inkohlakalo emataniswa ne-ANC.

This content is for subscribers only.
Login Join Now
Indaba inevoti lamaNdiya: Ngabe nakulokhu aboHlanga bazoza muva?

AmaNdiya amaningi aseThekwini. Abe-ANC, Inkatha neDA benza noma yini ukuwaheha

This content is for subscribers only.
Login Join Now
Iphinde yanya yazininda iDA kutshikiza uhlanga

Ubhongoza uyaziphungela nokho amanzi asengene endlini isishiphi sisabalele

This content is for subscribers only.
Login Join Now
Ipolitiki yombhoxo imdlulisele kweyamaqembu

UDe Villiers ukhankasela ukuba yiMeya ngaphansi kukamasipala waseKapa owaziwa ngeDrankenstein.

This content is for subscribers only.
Login Join Now
Isikhongeli sokhetho: INdlovu ithi abantu abayethembe

Ngokwezibalo, i-IFP ingeyesine ngobukhulu eNingizimu Afrika ngokwama qembu. Kodwa ngokuba nomthelela singabesithathu ngobukhulu, ngoba singelinye lama qembu amathathu okuyiwona alawulayo.

This content is for subscribers only.
Login Join Now
Iyavuthwa eyokuya eLuthuli House entsheni

Ngesikhathi lusondela usuku lokhetho kubukeka zanda izingxabano mayelana nohlu lwabazomela uKhongolose.

This content is for subscribers only.
Login Join Now
Luyatshikiza uhlanga kumfo kaMaimane

Kulokhu uzwa amanzi ngobhoko ukuze angene esazi ukuthi kuyoba njani

This content is for subscribers only.
Login Join Now