Izindaba Zezinkantolo

Izinsolo namacala engibhekene nawo kuqhutshwa yipolitiki: Gwamanda

OwayeyiMeya yaseGoli, uKabelo Gwamanda, uthi izinsolo namacala abekwe wona kunesandla sepolitiki, futhi akazi ngezisulu ezike zavela ngalokhu.

Ayikho efuna ukugoba uphondo ku-IEC noZuma

IKhomishini Ezimele Yokhetho kubukeka kuyiyo ephumelele ukunqoba umzuliswano wokuqala phakathi kwayo nabamele umholi weMK Party uMnu uJacob Zuma eNkantolo Yomthethosisekelo.

UKhongolose ne-Ezulwini Investments bangena kwizingxoxo

I-Ezulwini Investments ingene ezingxoxweni ne-ANC mayelana nesikweletu sale nkampani esingaphezu kwezigidi eziyi-R100 esikweletwa yile nhlangano.

Uhulumeni uyasamukela isinqumo ngoWalus

UNgqongqoshe eHhovisi likaMengameli uMondli Gungubele uthe iKhabhinethi liyasihlonipha isinqumo seNkantolo yoMthethosisekelo ngokudedelwa kukaJanusz Walus, owabulala…

ISILO esiphahlwe ngamalanga amabili: Isinqumo esenziwe ngale kwethuna

Iva elabe selihlabe uZulu isikhathi eside labangulwa iNkantolo Enkulu yaseMgungundlovu ngomlomo kaMehluleli uMadondo iNkantolo ihlukanise inhloko nesixhanti ecaleni elinguNombolo: 2751/2021P.

Inhlanekezela: INkantolo ivune uNgqongqoshe yakhafula abezindaba kwelobunhloli

Isinqumo sivivinye amandla abezindaba. INkantolo iphenduke umpheme koweziNhloli.

Emuva kweminyaka lizithethile izitoyitoyi elokusunduza

Emuva kweminyaka emine begqigqa enkantolo ngecala lokushaya iphoyisa elalilawula ukuhamba kwezimoto emngcwabeni kaNkk uWinnie Madikizela…