Siqhubeka engosini yangeledlule. Okubuhlungu kakhulu okungisukumisile ukuba ngibhale lomnikelo ukucekelwa phansi kwamatshe uHulumeni awafakile ukubungaza…...
Kunesikhathi lapho ngangike ngigqugquzele abasebenzi bakahulumeni ngobumqoka bokushayela izimoto zikahulumeni ngendlela efanele. Kunomkhuba ongemuhle wezinye…...
Abaholi bomdabu bangachazwa ngokoMthetho Wesintu namasiko njengababambe izikhundla zokuphatha futhi ezibanika amandla ezizweni zabo. Lezo zizwe esifundazweni KwaZulu-Natal kungaba eziyingxenye yesizwe samaZulu.
Kuhle intsha ikwazi ukuthathisa kwabadala ithathe okuhle ukuze nayo ikudlulisele ezizukulwaneni ezizokwazi ukuqhuba isiko.
Sekuhlatshwe umkhosi ngenkinga yokwesweleka kwezindawo zokungcwaba emadolobheni eNingizimu Afrika. Abantu sebeyalelwe ukuthi babheke ezinye izindlela…...
Ngabe angiyena umzali oqotho uma ngingaqali ngokubabaza imikhuba eyenziwa ngabantu ababukela phansi isiko lethu, empeleni…...
ISIZUKULWANE esilandelayo masingathezi amabunga nezinkuni zedungamuzi nina beNkosi! Angazi noma sekwasiphulwa izikhonkwane yini zagxunyekwa kabusha.…...
LIYABABAZEKA ikhono lamaZulu ekuqambeni nasekuguquleni amagama esiNgisi nesiBhunu awaguqulele esiZulwini. Athi uma ewaguqula la magama…...
ALIDUME libathathe nina beSidlukula Dlwedlwe!! Sisagangada yona lenyathuko emizila miningi ngokubhadulwa ngokhokho bethu, madala juteni…...
NANKU umkhumiso Ndlu kaNtu! Sisesikhathini esibucayi, sisengcupheni silenga ngentambo yolwembu. Lesi sigaba esikuso siyisizwe siyefana…...
SINESISHOZI thina boHlanga baseNingizimu Afrika ngoba asizinikanga nakancane isikhathi sisebancane okuyinto esingayenzi ngisho namanje. Isikhathi…...
IMALAWI siyayazi sonke ukuthi yake yaba noMengameli wokuqala woHlanga, uDkt uHastings Kamuzu Banda emuva…...
AMAQEMBU aphikisayo ePhalamende asuse esinamathambo isidumo. Lesi sidumo sisuswe wukuya kwawo eNkantolo YoMthethosisekelo eyothi…...
NINA bakaHlabahlungu bazoshumayezana! Sisabathe mpongo lala nansi ima ngezinyawo zangemuva. Ziya ngokwanda izihibe amafindo nezibopho…...
NINA baka Bhid’elimathetha asithokoze! Ngicela ukuphambana nale nkunzi yehlombe yobhuklaba lwefu lwezinhlekabayeni. Njengoba sikuZibandlela asikhumbule…...
LE nyanga eqale ngoLwesihlanu olwedlule ngesiZulu ibizwa ngokuthi uZibandlela. Ukubizwa kwayo kanjena kubangelwa wumeno oba…...
BUDLA lubi ubumpoqabulungu kwaboHlanga kulezi zinsuku. Abantu abaMnyama bazenyeza ngobubona kangangokuthi kukhona obabonayo ukuthi bangafisa…...
KUBA isikhathi esibaluleke kakhulu ukweluka (ukusokwa) e-Eastern Cape. Ukusoka noma ukwaluka ngelinye lamasiko abalulekile esizweni…...
UMA kukhulunywa ngabeNguni kusuke kushiwo izizwe ezihlanganise amaNdebele, amaSwazi, amaXhosa namaZulu yingakho nje kwenye inkathi…...
KUNOMKHUBA owenziwa ngabathile wokushuphula izinhlamvu ezithile eziqalweni zamagama esiZulu. Lo mkhuba uvamise ukwenziwa ngabakhuluma isiNgisi.…...
Ukubhabhadiswa kwengane engakoni kususa siphi isono kowoHlanga INKOLO yase-Afrika inombono ohlukile mayelana nokudaleka kwesono…...
Emva komkhosi wabayeni, umakoti uyaphuma eya ezihlotsheni zakhe, eseyozibika ukuthi uyahamba useyavalelisa EMPELENI usuke…...
Usiko lokusoka lwasungulwa futhi laqalwa e-Afrika ngaphambi kokuba ludume umhlaba wonke, lugcine seluthathwa yizizwe eziningi ezahlukeneyo…...
Uma amasiko endabuko (esintu) engumgogodla wobuholi bendabuko, isizwe sakithi saseNingizimu ne-Afrika, esizigqajayo ngoBuntu baso, siyaphoqeleka…...