Amankomane

Uthembisa ukuguqula amatafula osephenduke ukudla kwenduku

Uthembisa ukubuyisa isithunzi sakhe uSabelo "Mkhonto" Cebekhulu, njengoba engenzanga kahle ezimpini zakhe ezimbili ezedlule.

This content is for subscribers only.
Join Now
Already a member? Log in here
UDube ukhala ngesibalo sezimpi ezibe khona kulonyaka esifundazweni iKwaZulu-Natal

Uphonsele inselelo ophromotha ukuthi banyuse amasokisi ngonyaka ozayo.

This content is for subscribers only.
Join Now
Already a member? Log in here
Isaqhubeka ngaphandle kweringi impi kaWendy noNobengazi abagcina bengalwanga

Uphika eyokungenwa amanzi emadolweni uWendy obekumele avikele ibhande.

This content is for subscribers only.
Join Now
Already a member? Log in here
Ngeke ngivume ukulahlekelwa ingane yami (ibhande) – Wendy

Umpetha we-SA Middleweight kwabesifazane uWendy Gcado ufuna ubona ezolivikela noma kanjani ibhande (alibiza ngengane yakhe) mese ebhekene noNobengazi Booth.

This content is for subscribers only.
Join Now
Already a member? Log in here
UNobengazi ufuna ukuzifaka zonke enyameni kuWendy

UNobengazi Booth ufuna ukuphinde amlalise phansi uWendy Gcado, abazobe bebanga naye ibhande leSA kwi-Supermiddle Weight.

This content is for subscribers only.
Join Now
Already a member? Log in here
Izibona ihamba uhambo olude kwisibhakela intokazi yaseDundee

Ubonge oweHlula Dladla Boxing Promotions ngokumnikeza ithuba lokuba uRing Announcer okokuqala esibhakeleni esikhokhelayo.

This content is for subscribers only.
Join Now
Already a member? Log in here
Ufisa ukuthola uxhaso obheke ukuba umpetha womhlaba

Lifonqa isigqoko kosomabhizinisi ibhokisa elidinga uxhaso.

This content is for subscribers only.
Join Now
Already a member? Log in here
Kuyayikhuthaza ukuzalwa nompetha intokazi efikayo esibhakeleni esikhokhelayo

ULethokuhle Sibisi uziphonsele inselelo yokuthi ufuna ukulandela ezithendeni zikamfowabo ogila izimanga esibhakeleni.

This content is for subscribers only.
Join Now
Already a member? Log in here
Impi uma ibuyela eringini kumele ingabuyeli eLimpopo kube namajaji amasha – Magudulela

Kuvela ukuthi impi kaCebekhulu noSambu kungenzeka ibuyele eringini.

This content is for subscribers only.
Join Now
Already a member? Log in here
UMagudulela ubheja ngoCebekhulu ukuthi uzobuya nalo ibhande eLimpopo

UZwilenkosi Magudulela ufunga uyagomela ukuthi uSabelo "Mkhonto" Cebekhulu uzobajabulisa abathandi besibhakela.

This content is for subscribers only.
Join Now
Already a member? Log in here
Ubuyela eringini obesekubukeka kuphelile ngaye esibhakeleni

NgoNhlangulana ezimpini ezabe ziseDundee kwamphoqa ukuba ayishiye phakathi impi waphuthunyiswa esibhedlela.

This content is for subscribers only.
Join Now
Already a member? Log in here
Ifonqa isigqoko icela usizo intokazi ezomela iNingizimu Afrika eHungary

Iswele uxhaso intokazi enyelwe inyoni esandleni.

This content is for subscribers only.
Join Now
Already a member? Log in here
UDube uncome ophromotha ngokuzinikela kwabo

IMenenja ye-Boxing South Africa (BSA) esifundazweni iKwaZulu-Natal uMlungisi "Mike" Dube unephupho lokuthi ophromotha bakulesi sifundazwe baqhathe izimpi cishe ezingama-20 kulonyaka wezi-2025.

This content is for subscribers only.
Join Now
Already a member? Log in here
UNomvelo uthembisa indumezulu yezimpi zabesifazane eMgungundlovu

UPhromotha wesifazane osezakhele igama kumdlalo wesibhakela ngokuqhatha izimpi zeqophelo eliphezulu uNomvelo Magcaba-Shezi, uthi abantu abazohambela izimpi okuzobe kulwa abesifazane kuphela bazobhema bakholwe ngethalente abazolibona.

This content is for subscribers only.
Join Now
Already a member? Log in here
Zithe chithi saka izimpi zesibhakela KwaZulu-Natal

Bazosizwa ngendaba isizungu abathandi besibhakela baKwaZulu-Natal namaphethelo.

This content is for subscribers only.
Join Now
Already a member? Log in here
Uphokophelele ukudlulisa ulwazi lokwahlulela kwabancane kwezamankomane

U-Erick Khoza uphinde wathola ithuba lokuyomela iNingizimu Afrika njengoba eqokwe ukuba ngelinye lamajaji empini yeWorld Boxing Council (WBC) Africa Junior Featherweight.

This content is for subscribers only.
Join Now
Already a member? Log in here
Ugabadele wafaka igxalaba uDladla ukulekelela usomankomane uMhlungu

UPhromotha ofike kwezakala kwezamankomane uDkt Hlula Dladla weHlula Dladla Boxing Promotions uthi uzimisele ukulekelela ibhokisa okubukeka sekuphelile ngalo esibhakeleni.

This content is for subscribers only.
Join Now
Already a member? Log in here
Usinde ngokulambisa evela ukuyozivocavoca

UNhlakanipho "GTI" Kunene usinde ngokulambisa ngesikhathi ecishe ethunjwa ephuma ukuyozilungiselela impi yakhe ebingoMgqibelo. 

This content is for subscribers only.
Join Now
Already a member? Log in here
Kuye ngamagama enkehli: UBhovungane uphumelele ngovumabonke

UNkosingiphile "The Prince" Sibisi waseDundee akabaphoxanga abalandeli akade bephume ngobuningi babo bagcwalisa phama ihholo, njengoba elivikela ngempumelelo ibhande lakhe leSouth Africa Flyweight.

This content is for subscribers only.
Join Now
Already a member? Log in here
UBhovungana uthi asihambi isicoco seFlyweight

Umpetha weSouth Africa Flyweight uNkosingiphile "The Prince" Sibisi waseDundee  uzovikela ibhande lakhe ngakubo, empini azotholana kuyona noTheo Nxayiphi waseMdantsane e-Eastern Cape.

This content is for subscribers only.
Join Now
Already a member? Log in here
ZOLALA IZINSIZWA: Ayisoze yabuna imbali yakwaThobela

Abathandi bezemidlalo kakhulukazi ezamankomane baliqale kabi isonto njengoba laphela usuku langoMsombuluko, ngezindaba ezishaqisayo zokuthi nebala akasekho emhlabeni uDingaan Bongane "The Rose of Soweto" Thobela.

This content is for subscribers only.
Join Now
Already a member? Log in here
Amabhande amqoka asale eMtshezi osomankomane benza ezibukwayo

Usale echichima yinjabulo umqhathi okungowesifazane uHlengiwe Jobe obehlele indumezulo yesibhakela esiqhwiza umentshisi ngempelasonto yePhakisa e-Escourt Town Hall.

This content is for subscribers only.
Join Now
Already a member? Log in here
UMahlase usefuna ukulwela izicoco ezinkulu emhlabeni

Usefuna ukulwela izicoco ezinkulu emhlabeni uNkosingiphile Sibisi kulandela ukunqoba isicoco saseNingizimu Afrika esigabeni seFlyweight.

This content is for subscribers only.
Join Now
Already a member? Log in here
Indlela eya kwelomhlaba idlula kuNghonyama kuMahlase

UNkosingiphile "The Prince" Sibisi uthi nakanjani uzolibamba ngezandla zombili leli thuba alitholile.

This content is for subscribers only.
Join Now
Already a member? Log in here