IRussia ayinawo amasu kunoma yiliphi izwe le-NATO futhi ngeke lihlasele iPoland, amazwe aseBaltic noma iCzech Republic.
Izwe iRussia lehlisele phansi amafulegi ngosuku lokuzila futhi labeka amacala amadoda amane ewasola ngokubulala inqwaba yabantu ekhonsathini engaphandle kwaseMoscow ngoLwesihlanu ebusuku esigamekweni esibulale abantu abaningi eRussia osekuyiminyaka engamashumi amabili.
Isikhulu sezobunhloli sikaMengameli waseRussia uVladimir Putin sithe ukuqhubeka nokuthi i-Europe ingenzeka ithumele amasosha ayo ayolwa neRussia e-Ukraine okuvezwe nguMengameli waseFrance u-Emmanuel Macron kwakuyingozi kakhulu futhi akunasibopho.
IFrance neGermany bajoyine iziphakamiso ngoLwesihlanu zokuthi kwenziwe uphenyo oluzimele ngokushona kwezinkumbi zabantu basePalestine abalindele usizo eGaza.
Iqembu labalimi baseFrance lingene embukisweni omkhulu wezolimo eParis ngoMgqibelo ngaphambi kokuvakasha okuhleliwe kukaMengameli u-Emmanuel Macron phakathi nentukuthelo yezindleko, imithetho eqinile kanye nemithethonqubo.
Inhloko yenyunyana enkulu yabalimi eFrance, iFNSEA, ithe imibhikisho ehlasele lo mkhakha ngenyanga edlule ingase iqale kabusha uma uhulumeni engenzi okwengeziwe ukuhlangabezana nezidingo zabo zokuholelwa okungcono nezimo zokusebenza.
Izwe iRussia lilungiselela ukulwa namazwe aseNtshonalanga phakathi neminyaka eyishumi ezayo futhi kungase kuvinjwe ukuhlangana kwamasosha ahlomile amazwe angaphandle, kusho uMnyango Wezobunhloli Wangaphandle wase-Estonia namuhla.
Uphinde waveza ukuthi iMoscow yayingahlosile ukuthatha i-Ukraine ngenkathi yethula umsebenzi wayo wezempi ngoNhlolanja wezi2022, kodwa yayimane ifuna ukuyivimba ukuthi ijoyine iNATO.
UNgqongqoshe Wezangaphandle waseRussia utshele uMkhandlu Wezokuphepha weUnited Nations (UN) ukuthi into ebalulekile evimbela imizamo yokuxazulula impi ese-Ukraine ukuqhubeka nokwesekwa kwamasosha amazwe aseNtshonalanga kuHulumeni waseKyiv.
IFrance iziphikile ngoLwesine izimangalo ezenziwe yiRussia zokuthi kukhona izinkabi (mercenaries) zaseFrance e-Ukraine.
UNgqongqoshe Wezobulungiswa ePoland uphambane nomthetho ngokuxosha uMshushisi Wombuso uDariusz Barski.
Ukuhlasela ngemicibisholo kweRussia kubulale abantu abali-11 kwalimala abayi-10 ngempelasonto edlule edolobheni elisempumalanga e-Ukraine iPokrovsk, kusho umbusi wendawo elawulwa yi-Ukraine esifundeni saseDonetsk.
Lesi sinqumo, sibophezela noma ngubani owenza umsebenzi egameni lezempi ukuthi afunge isifungo sokwethembeka eRussia.
I-Russia ihlasele ngezomoya izifunda ezimbili ezisentshonalanga ye-Ukraine ezisemngceleni wePoland nezinye izindawo ngoLwesibili, kwashona abantu abathathu…...
UMengameli wase-Ukraine uVolodymyr Zelenskyy uhlangane noShansela waseJalimane u-Olaf Scholz ngeSonto futhi wabonga uhulumeni wakhe ngobumbano njengoba ethole ukwanda okukhulu kosizo lwezempi ohambweni lwakhe lokuqala kuleli selokhu kwahlasela iRussia.
Umnyango Wezokuvikela eRussia ngeSonto uthe amasosha awo athathe indawo eyengeziwe eBakhmut njengoba beqhubeka nenhloso yalelizwe yokuthatha iDolobha ngokugcwele.
Amasosha ase-Ukraine alwela ukubamba ukuhlasela kweRussia edolobheni elincane elisempumalanga iBakhmut acele izikhali ezengeziwe emazweni angaphandle, njengoba abaholi baseNtshonalanga behlangene eMunich ukuzohlola lempi esithathe unyaka wonke enyakazisa umhlaba wonke.
UNgqongqoshe Wezangaphandle we-European Union uJosep Borrell usamile ekutheni nakuba iNingizimu Afrika isalokhu ibambisene ne-EU ikhululekile ukukhetha uhlangothi odabeni lwempi ese-Ukraine. UBorrell useNingizimu Afrika futhi uhlangane nozakwabo, uNaledi Pandor, kuleli sonto eledlule
Inkundla yempi ise-Ukraine kepha kuthinteka abaseduze nabakude.
Amasosha ase-Ukraine angene ajula endaweni ebingaphansi kwamasosha aseRussia ngasekuqaleni kwesonto njengoba izakhamuzi zibuyela ezigodini ezaziphambili…...
UPutin uxwayise amazwe aseNtshonalanga ngokuthi iRussia izogadla ezindaweni ezintsha ezihlosiwe uma i-United States iqala ukuhlinzeka i-Ukraine ngemicibisholo yamabanga amade,
Umlando wamazwe uthungwe yizinto ezimbalwa. Phezulu eqhulwini kuba ngumnotho nayilapho amazwe lawa ehwebelana khona nokwenza…...
Izinyathelo, ezingasetshenziswa kuphela uma iRussia ihlasela i-Ukraine, zihlose ukulimaza umnotho waseRussia ngokunqamula ubudlelwano bamabhange
UNdunankulu waseNew Zealand uJacinda Ardern uthembise ngoMgqibelo ukuthi uzoqinisa imithetho yokulwa nobushokobezi kule nyanga ngemuva…...