Ili-10 iminyaka kulonyaka esakaza, waqala kaSABC njengoba esekaSupersport.
Imidlalo izodlalelwa eSiphingo Sports Grounds kusasa, iphelele eWema ngeSonto.
UChillies Mhlongo ongumqeqeshi woMkhomaas All Stars uthi kube yinto abangayilindele ukuthi behambe beze befika kuleli banga.
Kwale kancane asayinwe iRichards Bay FC ekuqaleni kwesizini ka-2025/26.
UNdwandwe unephupho lokugijima eqenjini elikhulu lo-Usuthu.
Kufezeke iphupho likayise ejoyina AmaZulu FC uMhlongo.
Ubona bengaphinde bemangaze abantu abaningi ngokuthi benqobe iPrince Mangosuthu Legacy Cup ukaputeni weNjampela FC.
UMngqithi uveze ukuthi kuyinto angayithandi ukubhekana neqembu elilodwa kulandela esikhathini esifushane.
UZwane kuyamkhathaza ukulokhu elinyalelwa abadlali.
UThanduyise "Gonondo" Khuboni, ululeka uSiyanda "Skhwishi" Ndlovu ngokuthi angasheshe afune ukuyodlalela lamaqembu ekuthiwa makhulu.
Adayiswe aphela amathikithi alo mdlalo.
Iqembu laKwaZulu-Natal eligijima kwi-Motsepe Foundation Championship (MFC) iMilford FC, ihlulekile ukuvula igebe kwilogi njengoba ithole induku kwiKruger United
Omunye wabaqeqeshi beRichards Bay FC uRonnie Gabriel ubona benethuba lokuthi badlulele esigabeni esilandelayo koweCarling Knockout.
Umqeqeshi woMkhambathi ubona bezovuka ngalo mdlalo, njengoba kwemibili edlule bengenzanga kahle.
UGcwabe uncome kakhulu umqeqeshi weBafana Bafana uHugo Broos.
Usanesifiso sokuphinde adlale kwiBetway Premiership uPhumlani Ntshangase.
Umqeqeshi wa-AmaZulu FC u-Arthur “10111” Zwane uthe bazoya kumdlalo wabo neDurban City FC benezinkinga, kodwa…...
Ubona bezowathola ephelele amaphuzu amathathu ku-AmaZulu FC.
Umlandeli ozobe egqoke kahle enkundleni ukubadlula bonke sezogcina ethola izinkulungwane ezingama-R50.
IKusekhaya Football Academy iyomela iKZN kwi-Engen Cup edlala ePitoli.
Umqeqeshi weBafana Bafana uHugo Broos uzivikele ngokuthi kungani ebize umgadli we-Orlando Pirates u-Evidence Makgopa.
Abathandi bakanobhutshuzwayo baKwaMashu namaphethelo, bazosizwa ngendaba isizungu njengoba kunedili lemidlalo yeDstv Diski Challenge (DDC).
Injenjane yeKaizer Chiefs izothola ingqayizivele yethuba yokuba ibhekane neqembu elinomlando ebholeni likanobhutshuzwayo emhlabeni jikelele iManchester United.
Umqeqeshi wa-Amajita uRaymond Mdaka kanye nalo lonke iqembu lakuleli basethubeni lokuzibekelela umlando omusha kwiNdebe YoMhlaba.