Ukunqoba kweBafana namuhla kungasho ukuzethula umthwalo we-Afcon

Ngemuva kwekhefu lemidlalo yamazwe indlela yeBafana ebheke ku-Africa Cup of Nations (Afcon) izobe isicace kuhle kwekati elimhlophe ehlungwini.

This content is for subscribers only.
Login Join Now
UZuke uyabalisa ngokulimala okuzomhlalisa isikhathi eside engadlali

Isitobha esiphinde sibe ukaputeni kuLamontville Golden Arrows uThabani Zuke, sithi ukulimala kwaso kusihlukumeze kakhulu. UZuke…...

This content is for subscribers only.
Login Join Now
Angikaze ngazingabaza nakancane ngefomu yami: Klassen

Amava eminyaka kukhilikithi anyuseukuzethemba kulo mdlali osethathwa njengensika yeqembu

This content is for subscribers only.
Login Join Now
Kusekhona okungenziwa ukubuyisa isithunzi kumaligi aphansi ebholeni

Umqhudelwano  iNedbank Cup udinga ukushayelwa elikhulu ihlombe ngendlela ohleleke ngakhona. Lo mqhudelwano oxhaswe abebhange uNedbank,…...

This content is for subscribers only.
Login Join Now
Ofishi abakhulu kungenzeka bagingwe ngabancane nakulokhu kuNedbank

Impumelelo yeDondol yenza kube lukhuni satshe ukuba khona kweqembu elithi lingaqubula indebe Aqhathiwe amaqembu ayisishiyagalombili…...

This content is for subscribers only.
Login Join Now
Yize begcine beholile abeGalaxy, izikhalo azikapheli

Bagcine beyitholile imali yabo abasebenzi nabadlali beTS Galaxy Football Club abebekweletwa imiholo yezinyanga ezimbili. ElaboHlanga…...

This content is for subscribers only.
Login Join Now
Usabona konke kuhamba ngononina kuMkhumbane Classic uMncwango

UThobani Mncwango ongumgadli weMkhumbane Classic okuyiqembu eligijima ku-ABC Motsepe League esifundazweni iKwaZulu-Natal, ubonga ukuhlonishwa akunikezwa…...

This content is for subscribers only.
Login Join Now
UToyana ulobizela ukubona uBavuma equkula iNdebe yoMhlaba

Nguye oseyithemba lokuthi leli qembu liyokwazi ukugqiba ihlazo leminyaka Usedalule isifiso sakhe ngoTemba Bavuma umqeqeshi…...

This content is for subscribers only.
Login Join Now
Bakhumbule izinsuku zeSiwelele iGallants itheleka eFree State

Ngeledlule iMarumo Gallants isebenzise okokuqala inkundla iFree State Stadium, njengenkundla yayo yasekhaya kusukela ifuduleke khona…...

This content is for subscribers only.
Login Join Now
Kungekudala angase abonakale esedansa nezinyoni uMalesela

Ukhonjwa kuSwallows FC uDan “Dance” Malesela, okuvela ukuthi angase avale isikhala sika-Ernst “Mazinyo” Middendorp.

This content is for subscribers only.
Login Join Now
Bakhonjwe indlela abasebenzi beTS Galaxy ngokuputshuza izindaba

Kubukeka ziqonga izinkinga eqenjini njengoba nabadlali bethi bazoqhubeka nokubasela imiholo Kukhale izembe kuTS Galaxy Football…...

This content is for subscribers only.
Login Join Now
Balifulathele leli osomankomane beyozicijela izimpi ezizoba e-India

UMengameli weSouth African National Boxing Organisation (Sanabo) kazwelonke uSiyabulela Mkwalo uthi ukuhamba ngaphambi kwesikhathi kwezintokazi ezizomela iNingizimu Afrika kowe-IBA Women’s Boxing Championships, kubukeka kuyikho okuzoletha umthelela omuhle.

This content is for subscribers only.
Login Join Now
Ugonyuluka ngobunzima adlule kubo ecwile ezimbizeni umdlali

Uphumele obala ngokubhekana nenkinga yophuzo oludakayo uSinalo Jafta ogijima eqenjini lesizwe lakuleli labesifazane, AmaProteas.

This content is for subscribers only.
Login Join Now
IDowns ithwelwe ngeqoma ekuwoleni imiklomelo ekusongweni kwesizini

Kusuka ezintini kuya kubagadli abadlali bayo yibona abahamba phambili kuligi.

This content is for subscribers only.
Login Join Now
IRichards Bay isophe ukubuya namaphuzu agcwele kuMakhosi

IRichards Bay FC iyiqale  kahle isizini yahlala isikhathi eside endaweni yesibili kulogi yize ibingomakoti kuDStv Premiership.

This content is for subscribers only.
Login Join Now
Sebehlela nokushaya isoso abeTS Galaxy abayizwa ngendaba imiholo

Badinwe bagane unwabu abasebenzi nabadlali beTS Galaxy Football Club abangakhokhelwe imali yabo.

This content is for subscribers only.
Login Join Now
Kulindeleke libe likhulu isasa lePrince Mangosuthu Ultra Marathon 

Kulindeleke ukuthi liqhubeke nokuba phezulu izinga lo mqhudelwano wokusubatha iPrince Mangosuthu Ultra Marathon. Ilinganiselwa kwizinkulungwane ezingaphezulu kwezingama-R700 imali ezonqotshwa ilabo abazobe beyingxenye yawo.

This content is for subscribers only.
Login Join Now
Kubukeka izinto zivuna amaProteas koweTest

AmaProteas avale usuku lokuqala evunwa yizinto emdlalweni wokuqala kwemibili yochungechunge yosuku olulodwa phakathi kwelakuleli neWest Indies eSuperSport Park, ePitoli.

This content is for subscribers only.
Login Join Now
Ukukhonya kweDowns sekwayiphendula “umdlalo” iSoweto Derby

Kuqinisiwe makuthiwa izolo alisoze lafana nenamhlanje. Ngiyakhumbula ngisemncane ngifunda isikole kwakuthi uma kuzodlala iSoweto Derby,…...

This content is for subscribers only.
Login Join Now
Uwashiywa washiywa yimijaho ethe chithi saka ngalempelasonto

Intaka ibekelwe amazolo kwezokusubatha kule mpelasonto. Mibili imiqhudelwano ezobe ibhekiwe  iKwaZulu-Natal,  i-Ethekwini Best of the…...

This content is for subscribers only.
Login Join Now
Bangahle bazibeke ethubeni lokuqopha omunye umlando

Okaputeni bamaProteas, uTemba Bavuma noBongiwe Msomi basethubeni lokulandela ezinyathelweni zikaSiyamthanda Kolisi. AmaProteas azobhekana neqembu lesizwe…...

This content is for subscribers only.
Login Join Now
UZwane ungaphansi kwengcindezi yokunqoba ukuze abuyise ugazi kubalandeli

Nezimnyama azizwile zifuna ukunqoba nakanjani kusasa ziqhubeke nomgqigqo wazo Kuphela amaphupho kusasa ngelisi-3 ntambama emdlalweni…...

This content is for subscribers only.
Login Join Now
Inkakha ibona ezobanjwa kude uMailula uma ezihlonipha

Ikusasa lakhe lihle futhi liqhakazile okungase kumenze agcine esefunwa phesheya kwezilwandle Ingwazi yeMamelodi Sundowns uHlompo…...

This content is for subscribers only.
Login Join Now
UCaluza ufisela owekhilikithi wakuleli okuhle kodwa kweye T20

USandile Caluza ongumqeqeshi weLindelani Cricket Club, uthi komujabulisa ukubona uNonkululeko Mlaba eba ngumdlali oshaye amawikhethi…...

This content is for subscribers only.
Login Join Now