OwayenguMengameli waseNingizimu Afrika, uMnu uJacob Zuma, ongumholi weqembu uMkhonto Wesizwe (MK), uhlangane nabalandeli bakhe ngaphandle kweNkantolo YoKhetho eGoli ngoMsombuluko, wamemezela ukuthi impi yabo ne-Independent Electoral Commission (IEC) isekude ukuphela.
Ubeke iqembu leDA njengelishabalalayo futhi elizozuza emaqenjini afana ne-Action SA.
Inhlangano i-African Transformation Movement (ATM) ithi iqembu elibusayo eZimbabwe, iZimbabwe African National Union-Patriotic Front (ZANU-PF) ayingavunyelwa ukuba ibe ingxenye noma ibheke ukhetho.
I-Information Regulator yethule umhlahlandlela ukuze iqondise ukuthi amaqembu ezombusazwe kanye nabantu abazimele ukuthi balusebenzisa kanjani ulwazi lomuntu siqu lwabavoti ngezinjongo zokukhankasa ngaphambi kokhetho.
Amaqembu ezepolitiki kuleli ayaqhubeka nokwenza imicimbi ngenhloso yokudlulisa umyalezo kubantu ukuze bezowavotela ngosuku lokhetho.
Kuyinto engephikiswa ukuthi eminyakeni edlule bekuphuma izidumbu ngenxa yombango wamaqembu ezepolitiki.
IMeya yaseMfolozi uMnuz uXolani Bhengu ukholwa ukuthi amalunga e-Inkatha Freedom Party (IFP) akuloMasipala azolima enkulu indima ekutheni iqembu linqobe isifundazwe iKwaZulu-Natal.
UMnu uNtuli wethule amaphuzu ali-15 abazowabeka eqhulwini uma benqoba ukhetho KwaZulu-Natal.
Kunokukhathazeka kosomathenda nezisebenzi
Izakhamizi zase-Eswatini bezibhikisha zifuna izinguquko kwezepolitiki embusweni omncane.
Lapha umthofu ufakwa emfazini nasendodeni. Iziwombe eziningi zenzeka eqenjini elilodwa
I-PAC inezinhlangothi ezimbili ezibanga ubuholi, kukhona olukaMnu uMzwanele Nyhontso nolukaMnu uNarius Moloto.
Iyeza imibhikisho enodlame ngakini izimbangi zidudulana
Ubona nokuthi sesishayile isikhathi lapho abaholi bamaqembu ezindaweni abahola kuzo kufanele bafunde ukulalela nokuthobela abantu ababaqokele ezikhundleni abaziqhoqhobele