Imali engenayo yemindeni yabamnyama elinganiselwa kwi-R143 000 ngonyaka okungaphansi kwesilinganiso saseNingizimu Afrika.
Umbiko okhishwe uHulumeni waseNingizimu Afrika udweba isithombe esingesihle ngemithombo yamanzi nengqalasizinda yamanzi yezwe kanye nekhwalithi…...
Ingomboco yelaboHlanga yakamuva ihlahle indlela yokusebenzisana ezinhlakeni zabalawula amanzi ezifundeni ezintathu eziphakelwa i-Umhlathuze Water Amanzi…...
Uhlelo olwethulwa ngesasasa nguHulumeni selufadalele. AbeNjeje namaqembu bakha umkhanya Sekucela eminyakeni emibili uHulumeni waKwaZulu-Natal asungula…...
Phezu kokuba abahlali basehositela eliseMlazi iGlebelands bekhala ngokuthi uMasipala i-Ethekwini wehlulekile ukwenza lokho okwabe kuwumyalelo…...
Kule nyanga sekucela eminyakeni emihlanu owayenguMvikeli WoMphakathi, uSolwazi uThuli Madonsela, adedela umbiko owabe uchaza ngezinkinga…...