Izaga zesiZulu zisuselwa ezigamekweni thizeni

“Sobohla manyosi”, kusuke kushwatshulwa uma kushiwo kanje, kubhala uMuntu Xulu “Sobohla Manyosi!” Yisaga sesiZulu lesi.…

Kwakuyikwadlula wafa eNingizimu Afrika ku-Okosun waseNigeria

Njengoba kulezi zinsuku iNigeria igubuzelwe yifu elimnyama lodlame, imibhikisho ehambisana nokufa kwabantu emuva kokhetho lukaMengameli, abantu bakuleli lizwe bakhumbule inkakha yomculi eseyalala uSonny Okosun.

This content is for subscribers only.
Login Join Now
Ingqalabutho: UClegg waba umculi omhlophe ovelele ekulweni nobandlululo

UJonathan Paul Clegg, wazalwa ziyisi-7 kuNhlangulana kowe-1953  wayengumculi waseNingizimu Afrika, umculi-umbhali wezingoma, umdansi, isazi semvelaphi…...

This content is for subscribers only.
Login Join Now
Ithelevishini seyaphenduka indlela yokuphila

Ukhonjiswa ngezempilo nangendlela yokuphila kwezempilo. Ungakhohlwa belu ukuthi nezifundo ezithile ezifundwa esikoleni bayazisakaza embhanyazweni, lokho-ke…

Intshumayelo kaMfu uHawu Mbatha kukhulekelwa izwe

Zivelaphi izimpi, nokulwa kuvelaphi Phakathi kwenu na?… Aninalutho ngokuba ningaceli, niyacela nokho anemukeliswa ngokuba nicela…

Imbewu yaseLamontville iyahluma iniselwa ezizweni

Ilokishi iLamontville lidume ngokuningi. Leli yikhaya labantu abafana nobaba uThokozani Mandlenkosi Nene uGxaba lembadada, umama uFlorence Mkhize, umama uManto Madlala nabanye abaningi. 

Akakufihli ukuthi ngomculo udlulisa nemiyalezo yezepolitiki

Ukucula ngezilimi ezihlukene zesintu zezwe azalelwa kulo iMozambique ngenye yezinto ezenza umculo wakhe ungene ugxile kubantu.

This content is for subscribers only.
Login Join Now
Ithelevishini igcina isiguqule impilo yomndeni

Amanye amadoda awakuthandi ukudla kwamakopi, athanda okuphekwe yinkosikazi yomuzi, ngoba aganelwa lokho phela ukuba atatanyiswe…

Kugcina sekuma izinto emakhaya ngethelevishini

Zisha zingqongqe izimbiza eziko. Uyokuzwa ngomngqongqo wokunuka kwephalishi. Lisha njalo selikhipha amalangabi aluhlaza kuhle okwesikelemu…

Uzonandisa emcimbini wokubekwa kweNkosi yamaNgisi owakuleli

Ubalwa nemizwilili yomhlaba eqokelwe ukunandisa emcimbini omkhulu wokubekwa ngokusemthethweni kweNkosi yamaNgisi ngoMbasa uPretty Nyende

This content is for subscribers only.
Login Join Now
Wajika endleleni yobuthishela, wangumculi uKeita waseMali

Ekukhuleni kwakhe wayefisa ukuba nguthisha, umculo kwaba yinto angena kuyo ngoba eselahlela kanti yilapho ubizo lwakhe lukhona.

This content is for subscribers only.
Login Join Now
Ngisho kunjani amaphanta awapheli moya

Cha, lomame wayenethemba impela, noma ayewina kancane nje eluza kancane, kodwa ithemba wayenalo lokuthi linye…

Uvuthondaba ngamahhashi lusekubhejeni

Lapha-ke lona obhejela amahhashi ngoba engathwele isisindo esisinda kakhulu kunamanye, nobhejela amahhashi ngoba egitshelwe ngojoki…

Noma esalala kepha eLusaka nasezwenikazi uyisithwalandwe

Ziyofa izinsizwa kuyosala izibongo. Lesi sisho sivamise ukuzwakala uma kuhambe iqhawe eliyibekile induku ebandla. Inkanka yeciko elalingumculi laseZambia uPaul Ngozi lingena khaxa kuso.

This content is for subscribers only.
Login Join Now
U-Cesária Évora nengcwenga yomhlaba

Ngonyaka we-2004 wahlonishwa ngendondo iGrammy nge-albhamu yakhe esihloko sithi  Voz d’Amor.

This content is for subscribers only.
Login Join Now
Umdlalo wezinjomane unozibuthe kumaphanta

Bakhona abangawuzwisisi bethi udla imali, kubhala uMuntu Xulu. Lo mdlalo ungomunye phakathi kwayo yonke imidlalo…

UChiweshe iNdlovukazi yembira

Ezweni azalelwa kulo iZimbabwe waziwa njengendlovukazi yembira. Leli yiciko uStella Rambisai Chiweshe, owazalwa ngoNtulikazi we-1946 endaweni esemakhaya iMhondoro esifundazweni iMashonaland.

This content is for subscribers only.
Login Join Now
Uyedwa owazi ngesidalwa sakhe esingumuntu

Mina ngibona ukuthi munye kuphela umuntu ongakwenza ukuba ube nenhlanhla noma ube nebhadi. Munye kuphela…

Inhlanhla nebhadi izithupha ziya egwayini

Iyini yona inhlanhla? Ukungacebi, ukushona, kungaba ibhadi kubhala uXulu.

Isiqephu sokuqala: Ubumqoka bethumbu

Namuhla ngifisa sikhulume ngethumbu nokubaluleka kwalo empilweni yomuntu. Ngifisa sibonisane ngokuthi singazelapha kanjani izifo ngethumbu.…...

This content is for subscribers only.
Login Join Now
Asicophelele ukuthuthukisa imvelaphi yethu zisuka nje

Bandla eliphakathi nakhu sekushayeke ibuya lapha exhibeni lakwethu phela ekhaya akuvaleliswa, yingakho noma sekuphele konke…...

This content is for subscribers only.
Login Join Now
Uzokumangaza “uKaMajola” ngelinye ikhono lokudansa

Ukwanda kweziteshi zethelevishini nokungenisa kwabalingisi boHlanga kwenza kube nzima ukukwazi ukubalandela bonke, imidlalo abalingisa kuyo…...

This content is for subscribers only.
Login Join Now
Ukulingana ngobulili: Usebenzisa umzimba wakhe njengenhloko yemifanekiso yakhe

Okubonayo izithombe ezingenamibala ngaphandle komnyama nomhlophe. Kuzo kunobuso noma umzimba wowesifazane waboHlanga. Kwesinye umbona ezisonte…...

This content is for subscribers only.
Login Join Now
Nani maNdebele kanibancinyane

Ngesikhathi lapho umhlaba uqhahakambisa ubukhazikhazi. Lapho lokho okuhle nokuligugu kuguquguquka ngenxa yesikhathi, kunoyedwa obekelwe ukuthi…...

This content is for subscribers only.
Login Join Now