Ezomphebezo

Ungene emabhukwini omlando uSinner

USinner ubuye sekuvalwe amehlo kumdlalo obuthanyelwe yizinkumbi zabalandeli bebhola lomphebezo emhlabeni jikelele. Lo mdlali oneminyaka engamashumi amabili nesikhombisa ubelandela emuva ngamasethi amabili.

This content is for subscribers only.
Login Join Now
Ugaqele isicoco sakhe sokuqala kwezinkulu umdlali waseMelika

Lomdlali okleliswe endaweni yesine emhlabeni izotholana phezulu noDaniil Medvedev kusasa ngele-10.30 kowamanqamu we-Australian Open uzoba seRod Laver Arena.

This content is for subscribers only.
Login Join Now
Kufezeke iphupho lakhe leminyaka evikela isicoco sakhe

U-Arnya Sabalenka okleliswe endaweni yesibili emhlabeni kwabesifazane kwezebhola lomphebezo uthela othulini intokozani yaseChina, uQinwen Zheng ngamasethi amabili elandelana.

This content is for subscribers only.
Login Join Now
Wenze ezibukwayo uDjokovic kwezethenisi edla izicoco waphinde waphula namarekhodi

Kube ngunyaka kaNovak Djokovic kwezethenisi. Lesi sihlabani saseSerbia bekubukwa sona ikakhulukazi kulezi zicoco ezithathwa njengezinkulu emdlalweni wethenisi.

This content is for subscribers only.
Login Join Now
Usthabile ufunga uyagomela ngokumea elakuleli eFrance

sethenjwa seNingizimu Afrika kowePara Table Tennis uSthabile Mnyandu uthi akaziboni ehluleka kulokhu ukuyomela elakuleli kumaParalympic…...

This content is for subscribers only.
Login Join Now
Intaka ibekelwe amazolo ngomphebezo wasetafuleni eThekwini

Ayaphela amaphupho kusasa njengoba uqala umqhudelwano waminyaka yonke i-ITTF World Table Tennis Championship.

This content is for subscribers only.
Login Join Now
Akawuvali umlomo ngezinga lomphebezo emhlabeni

Emasontweni edlule iTheku belisingethe umqhudelwano womphebezo obizwa ngeWorld Contender Series, e-Olive Convention Centre (OCC).  Inhloso…...

This content is for subscribers only.
Login Join Now
Umqhudelwano womphebezo eThekwini

Kusukela ngoLwesibili olwedlule kwaze kwaba iSonto, eThekwini bekunomqhudelwano womphebezo obizwa ngeWorld Contender Series nobubanjelwe e-Olive…...

This content is for subscribers only.
Login Join Now
Usazimisele ngokuzuza okuningi kumphebezo umfo kaSkhosana

Waqala ukuzibandakanya nezemidlalo esemncane kusuka lapho akabhekanga emuva nomphumela walokho uyabonakala.

This content is for subscribers only.
Login Join Now
Okungapheli kuyahlola: UMafungwase womphebezo usethi khumu

Unqobe izicoco wadla nemiklomelo eminingi kepha muva nje izinto bese ziqala ukumphika Kunesisho sesizulu esithi…...

This content is for subscribers only.
Login Join Now
Umafungwase osenze sakholelwa kithi singaboHlanga

Kwake kwakhona imfundisoze eyayithi akukho okuhle okuvela e-Afrika. Iphinde iqhubeke ithi akukho okuhle nokuphumelelayo okwenziwa…...

This content is for subscribers only.
Login Join Now
Akakhohlwa yizimpande zakhe osengumqeqeshi kwelesizwe

Elakuleli liyinqobe yonke imidlalo kusukela kowamaqoqo laze lafika kowamanqamu lapho lihlule khona i-Uganda ngamaphuzu angama-59 kwangama-34.

This content is for subscribers only.
Login Join Now
Ulobizela ukuqopha umlando wabambalwa kwezomphebezo uDjokovic

Umdlali womphebezo uNovak Djokovic uzimisele ukuzifaka emlandweni osuthathe iminyaka uhlezi. Lowo mlando awufunayo uDjokovic ongowokudabuka…...

This content is for subscribers only.
Login Join Now
Isinqumo sika-Naomi sokuhoxa kuFrench Open sesekwe ngabaningi

Umpetha womhlaba emdlalweni womphebezo kwabesilisa uNovak Djokovic ubonga isibindi sentokazi esencane egila izimanga kuwona umdlalo…...

This content is for subscribers only.
Login Join Now
Ezomphebezo zizokhiphana inkani kuDavis Cup

Izinkunzi zebhola lomphebezo esigabeni sabesilisa zizokhiphana inkani kuDavis Cup ezoqala zili-18 isongwe zingama-24 kuLwezi eCaja…...

This content is for subscribers only.
Login Join Now
Zibambisa ongezansi izimanga zeWimbledon

Liqhakaze okweNdonsa entathakusa ikusasa likaCori Gauff UCORI “Coco” Gauff oneminyaka eyi-15 ogile izimanga kuqala umqhudelwano…...

This content is for subscribers only.
Login Join Now
Isiqalile iWimbledon nemiphumela eminingi ethusayo

  EMVENI kokwenzeke osukwini lokuqala uCori Gauff emangaza abaningi ehlula uVenus Williams, kuningi obekubhekwe osukwini…...

This content is for subscribers only.
Login Join Now
Umthente uhlabe usamila kuCori Gauff

  IWimbledon iqale ngedumela elikhulu, izihlabani zideda inkundla   UCORI Gauff ungumdlali omncane kunabo bonke…...

This content is for subscribers only.
Login Join Now
Inkulisa kaNgema nakulokhu kulindeleke ukuthi yenze kahle

UMQEQESHI osemnkantshubomvu kwinkulisa yomphebezo, uthi inkulisa yakhe isimi ngomumo ukuthi iqhubeke nokwenza ezibukwayo esifundazweni iKwaZulu-Natal…...

This content is for subscribers only.
Login Join Now
URamaphosa uhalalisele u-Anderson ngeWimbledon

UHALALISELWA nxa zonke uKevin Anderson ngempumelelo yakhe kuWimbledon njengoba eseqhubeke waze wafi ka kumasemi-fi nal…...

This content is for subscribers only.
Login Join Now
Uyogculiseka sekukhona onqobe esimqoka kwelomphebezo

UMA ukhuluma ngenkulisa yebhola lomphebezo esifundazweni iKwaZulu-Natal ngeke nakancane uyikhohlwe inkulisa ka-Emmanuel Mandla Ngema ebizwa…...

This content is for subscribers only.
Login Join Now
Izingane eziphebezayo zithole inqabakutholwa yethuba

UJABULISE okwengane encane umqeqeshi ongumakadebona kwelomphebezo (tennis) ngesikhathi abadlali abasebancane abaphuma esikoleni sakhe bethole ingqayizivele…...

This content is for subscribers only.
Login Join Now
Inkulisa kaNtusi ikhiqiza abezinga eliphezulu

Uphinde wacela ukuthi uHulumeni abuyise ukwakhiwa kwezinkundla emalokishini ukuze intsha iwuthande lo mdlalo.

This content is for subscribers only.
Login Join Now
Kuqopheke umlando kowe-Australian Open

Umqhudelwano wanonyaka uqhamuke nokungalindelekile kuphetshezwa ezinye izethenjwa kulo mdlalo   UMLANDO uvuna uSerena Jameka Williams…...

This content is for subscribers only.
Login Join Now