Ipolitiki yezomnotho
UMphathiswa wezeziMali nokuThuthukiswa koMnotho eGauteng, uLebogang Maile, uyichithile imibiko eveza ukuthi lesi sifundazwe sesisondele ekungabini…...
UNgqongqoshe Wezolimo uJohn Steenhuisen uthe umkhakha wezolimo njengamanje ubhekene nezinselelo ezihlanganisa ukuqubuka kwamatele e-Eastern Cape, imililo yequbula ezingxenyeni ezithile zezwe, kanye nokulahlekelwa okudalwe isithwathwa esimnyama eLimpopo.
Ubengakaze acabange nangelilodwa ilanga ukuthi ukusebenza enkampanini yezokwakha kungatshala uthando lezolimo kuyena uNks u-Aphiwe Mtshali osengusomabhizini ovelele kwezolimo.
Abalimi bakamoba bahleke bodwa njengoba intengo kashukela yokuvala unyaka kashukela wezi-2023-24 kuvale iphezulu.
Ngesikhathi sezinketho kusuke amaqembu ezepolitiki asebenzisa izindlela eziningi ukuheha abavoti. Ziningi izethembiso ezenziwayo. Lezi zethembiso…...
Izinkulungwane zabalimi basePoland babhikishe ngaphandle kwehhovisi likandunankulu ngoLwesithathu, bashisa amathayi futhi bejikijela neziqhumane.
UNdunankulu waKwaZulu-Natal, uNomusa MaDube Ncube useyalele uNgqongqoshe Wezolimo Nokuthuthukiswa Kwezindawo Zasemakhaya ukuthi aphuthumise ukusebenza kwezinhlelo zokuxhasa abalimi.
Abalimi abasafufusa abazinze ngaphansi kukaMasipala wesifunda Amajuba, endaweni yaseChelmsford bathulwe umthwalo njengoba behlomule ngezitshalo eziyizi-20 000 ezincane.
Njengoba sekusondele isikhathi sokuthi uNgqongqoshe Wezezimali, u-Enoch Godongwana ethule isabelomali sonyakamali wezi-2024/25, injolozela, phakathi kokunye, ikwezolimo.
Esifundeni saseMkhanyakude amanzi sekunesikhathi eside elibhola lomnqakiswano wezepolitiki ngenxa yokwesweleka kwawo yize kunedamu elikhulu iJozini.
Kuntwela ezansi kubafuyi bezinkomo boHlanga njengoba Izinkulungwane zabalimi kulindeleke ukuthizihlomule esivumelwaneni esifaka uhulumeni inkampani iKaran Beef, kanye nenhlangano yabalimi i-African Farmers Association of South African.
IsiZulu sithi ubucu obuhle obuhamba ngabubili. Lokhu kusebenzele ababiliabanamabhizinisi ezolimo eMandeni eNyakatho Nogu esiFundazweni saKwaZulu…...
Okwenzeke kamuva embonini yashukela kubukeka kufaka umbuzo othi lingase libanguleke yini iva onyaweni lwayo. Abalimi…...
Inhlangano yabalimi bohlanga yamukele njenjabulo ukunyuka kwentengo ekhokhelwaabalimi ngomoba abawuhambise emshinini. Intengo yeRecoverable Value(RV)iyisilinganiso senani…...
Esikhathini lapho kunokukhala okukhulu ngokunyuka kwentengo yokudla, kamuva nje amazambane namaqanda nokunye, ezolimo zibaluleke nakakhulu…...
Abalimi bakhala bayazithulisa ngokuntuleka kwemvula Ukushintsha kwesimo sezulu kuye kwaxhunyaniswa nezinselelo zokuvikeleka kokudla ezingxenyeni eziningi…...
Ukwethulwa kwesikhwama sokulekela abalimi njengoba bekhahlamezwe ngucimicimi kwemukelwe ngehlombe elikhulu. UMnyango Wezolimo, Ezomhlaba Nokuthuthukiswa kwezindawo…...
Abadayisi , abasebenzisa amazambane emabhizinisini abo bazwakalise ukukhathazeka ngokunyuka kwentengo yawo.
Inxuse ukuba kusetshenziswe umhlaba ngenhloso yokulima kukhandwe umnotho wezakhamizi zikamasipala iMeya yaseJozini uMnu uMfananaye Mathe. Ubethula…...
Imboni yezolimo inengcindezi enkulu ngenxa yokukhuphuka kwentengo kamanyolo. Ukusukela ekuqaleni kwanonyaka intengo kamanyolo yamazwe ngamazwe…...
Ukotini awufani nama-macademia wona adinga imali eningi ukuwaqala. Abomshini bakakotini bavamise ukuboleka abalimi imishini edingekayo, ngaleyo ndlela abalimi bagwema izindleko zokuthenga imishini yokusebenza.
ISAFDA ikhala kakhulu ngokuthi abalimi abalima umoba ngokuncane bazolimala kakhulu uma kunganyuka intela kashukela njengoba intengo kashukela ithembele kakhulu ekuthengweni kukashukela.
Ezolimo zibaluleke kakhulu empilweni yanoma yisiphi isizwe. Ngakho-ke kubalulekile ukuthi uma sekushaya isikhathi sokutshala, labo…...
Esikhathini lapho amabhizinisi amaningi kubandakanya nabalimi bekhala esimantshiyane ngenxa yomthelela wokhuvethe kanye nezibhelu, abalimi bamoba…...