Ezezimoto

Imbokodo ifundiswa ukuzibambela mathupha ezimotweni

Ukungabi nolwazi kugcina sekuholele ekutheni abesifazane babe yizisulu emgwaqeni.

Iphephe ngendlela eyisimanga iLeapmotor B10

Unyaka ozayo kungase kube ngowehlukile emkhakheni wezimoto emhlabeni njengoba kucaca ukuthi ziningi izinhlobo zezimoto ezizobonakala.…

Iyayicela indlela ingangamela iGWM Tank 300

Kancane kancane iyayicela indlela esigabeni sama SUV iGWM ngezingqovungqovu zabo okuyi-Tank 300 ne-Tank 500. Kulokhu…

ISuzuki ikhombise ukuba yintandokazi eMzansi

Inyanga esiphuma kuyo uNcwaba kube ngeyehlukile embonini yezimoto njengoba izibalo zokudayiswa kwezimoto ezintsha zinyuke mawala.

Akukho lapho ungayihlaba khona i-Emzoom R Style

Akulona lolu hlobo lwemoto ovele ugxume uhlale kulo, ubuhle bayo buyakuphoqa ukuthi uzinike isikhathi. Ukube bekuyintombi ngabe ikhuzelwa lize liyoshona.

Imoto yomndeni esezingeni elithe thuthu i-Alcazar

I-Alcazar incintisana kakhulu nezimoto zamaShayina ezingagayelwe mphako kulezinsuku njengeChery Tiggo 8 Pro, iJetour X70 Plus.

ILamborghini eyokuchitha imali kwasebewele ngelibanzi

ElaboHlanga libheka ngeso elibanzi iLamborghini emuva kwesigameko sokugasela kophiko oludla impahla emzini wenjinga kasomabhizinisi eSandton.

Bayiweze ngelibanzi iFortuner ingena esitebeleni seGR-S

Ukube iToyota Fortuner ingumuntu ngabe izincinza inqulu ngokungena esitebeleni esimqoka.

Ngabe sekuyizo izithelo zeBrics?

Angenise nxa zonke amaChina ngezimoto zawo: IGAC ifike ne Emkoo.

Ishubise umbango zisuka iSuzuki Fronx

Ungacishe udideke uma ubiza igama layo kanti uyishaye emhloleni.

Kuzokwehla umthwalo ngentengo kaphethroli

Uzothi ukwehla kancane umthwalo emahlombe kubanikazi bezimoto njengoba ngenyanga ezayo uNhlangulana intengo kaphethroli kubhekeke ukuba yehle

Idlisa ngobuhle nobuchwepheshe iKia Picanto yesimanje

Eminyakeni eyevile kuma-20 ngibhala ngezimoto eNingizimu Afrika uba lula umsebenzi wami uma ngizoba yingxenye yomsebenzi wokethulwa…

Inonele ngaphakathi okwendlanzi iSuzuki Jimny 5-door yakamumva

Umngani wami weminyaka esikhule naye elokishini KwaMakhutha osanda kuthola uthando olusha ubhale enkundleni yokuxhumana ebalisa…

Intengo ye-Elevate iyenza yehluke kwizimbangi

Ngaphambi kokuthola ithuba lokuvivinya umusha wakwaHonda i-Elevate sike safakana imilomo nozakwethu ngokuthi kazi imoto enjani…

Intengo yeFord Puma ihambisana nokuthola kuyo

Emuva komxokozelo ezinkundleni zokuxhuma ngokwethulwa konyanyavu olusha lakwaFord, iqhina ligcine liphumile embizeni bethula iPuma. Le…

Iqwala imimango namagquma iGrand Vitara All Grip

Isinyathelo senkampani enkulukazi yezimoto kuleli iSuzuki Auto South Africa sokuzibandakanya nomkhankaso wokulekelela izikole ezidonsa kanzima…

Abagcinanga icala kwaFord ngeRanger Wildtrak X

KwaFord baphinde bawushubisa umncintiswano emkhakheni wamaveni bethula ubhememe lenqonqodwane iRanger Wildtrak X. Ithathiselwe kweyakwabo iWildrak…

Ubhememe olungefaniswe nalutho iGolf R

Emuva kokubikezela ngokutheleka kwayo eNingizimu Afrika nokuxokozela ezinkundleni zokuxhumana kulabo abebeyilangazelele, sekungumlando ukuthi iphupho lakwaVW…

KwaHyundai bayenze ya-Grand kakhulu i-i10 bengeza neSedan

Emuva kokubikezela ngokufika kohlobo olusha lwe-Grand i10 Hatch ne-Sedan sekungumlando ukuthi umlenze wokugcina wethulwe KwaZulu-Natal…

Ikahle kosomabhizinisi nabanemindeni emikhulu i-Eeco

Uma uzoyithi nhla ungacishe uzitshele ukuthi yilolu hlobo lwakudala lwezimoto ezaziqoqa ilondolo emalokishini kanti phinde…

Bebengagcini icala kwaKia ngokukhipha iSeltos kadizili

Esigabeni sezimoto ezingama Compact SUV kuminyene utshumo kodwa angeke ngamsola umuntu osemakethe yokuthenga kulesi sigaba…

Intengo yeToyota Vitz ihambisana nokuthola kuyo 

Akulula ukubakhipha egemini kwaToyota kuzona zonke izigaba zezimoto ngoba kuthi kusavalwe ngapha baphume ngale. Kulokhu…