Abezindaba bayaba yingxenye yempi ngengxaphephe

Izintatheli zithola amachaphazela ezimpini eziqhubekayo.

This content is for subscribers only.
Join Now
Already a member? Log in here
Isikhwama sabahwebi singaba umalamulela kosomabhizinisi abancane

Isikhalo ngodaba lwezipaza sizwakala zinkalo zonke njengoba aboHlanga bekhala ngokungabi nawo amandla okuthenga impahla ngobuningi ukuze kwehle intengo.

This content is for subscribers only.
Join Now
Already a member? Log in here
Izikole ziyaqhubeka nokuba yikwadlula wafa: Sadtu

Izigameko ezimbili zokuhlaselwa kothisha ngabafundi ezikoleni ezihlukene ngesikhathi kusetshiswa izibalo zobugebengu ezishaqisayo ezweni kuholele ekutheni inyunyana yothisha iSouth African Democratic Teachers Union (Sadtu), iphinde yahlaba ikhwelo layo lokuba uHulumeni angenelele ekuqiniseni ezokuphepha ezikoleni.

This content is for subscribers only.
Join Now
Already a member? Log in here
Ulamulele inhlangano engenzi nzuzo uGodide

Inhlangano eyangamele bonke oMasipala iSouth Africa Local Government Association (Salga) ibambisene noMngeni-Uthukela Water, baphenduke uMsamariya olungileyo ngesikhathi bevakashele inhlangano engenzi nzuzo ebizwa ngokuthi  iScars Are Blessings NPO.

This content is for subscribers only.
Join Now
Already a member? Log in here
UNkwe luthi akakabi bikho uNdunankulu laqhubeka nezinsolo

Yize engazivezanga izizathu ezibambekayo kepha okube sobala wukuthi akaneme ngabalabo zungeze iMbube.

This content is for subscribers only.
Join Now
Already a member? Log in here
Intsha ihlela ukhukhulelangoqo wemashi yokushenxisa uNzimande

Namuhla kuphela isonto lesibili kuvulwe ngokusemthethweni izikhungo zemfundo ephakeme kodwa kusenezinkulungwane zabafundi abasaduve emaphaseji abanye bambondelene emahholo amanyuvesi ngoba kucwebe iziziba ngoxhaso lweNational Student Financial Aid Scheme (Nsfas). 

This content is for subscribers only.
Join Now
Already a member? Log in here
Abalimi bakamoba bakhala ngentela kashukela

Njengoba sekusondele isikhathi sokuthi uNgqongqoshe Wezezimali, u-Enoch Godongwana ethule isabelomali sonyakamali wezi-2024/25, injolozela, phakathi kokunye, ikwezolimo.

This content is for subscribers only.
Join Now
Already a member? Log in here
Isililo sikaSihlalo weSalga sokusocongwa kosopolitiki

USihlalo weSouth Africa Local Government Association (Salga) esifundazweni iKwaZulu-Natal, uMnuz Thamisanqa Ntuli, uthe kuyamkhathaza ukubulawa kosopolitiki njengoba kwenzeka nsuku zaphuma kulesi sifundazwe.

This content is for subscribers only.
Join Now
Already a member? Log in here
Isiteleka eShaka sizodunga usuku lwezithandani

Njengoba kusasa kuwusuku lwezithandani olubizwa ngeValentines Day, labo ababheke ukuyongcebeleka epaki uShaka Marine World, eThekwini bangase bazithole kudingeka bashintshe izinhlelo njengoba abasebenzi abangaphansi kwenyunyana iSouth African Municipal Workers Union (Samwu) bezongenela isiteleka.

This content is for subscribers only.
Join Now
Already a member? Log in here
Intsha yaKwaMakhutha ibona i-EFF njengomalamulela

Ukugqoza kwentuthuko nokuba ngogombela kwesabo kwekhansela nabasondelene nalo kube yizinto eziseqhulwini lwezikhalo zentsha yaselokishini KwaMakhutha eziyidlulisele ebuholini be-Economic Freedom Fighters (EFF).

This content is for subscribers only.
Join Now
Already a member? Log in here
Ukhanya iNingizimu Afrika yonke ngemiphumela emihle uMkhanyakude

IMeya yaseJozini uMnu uMfananaye Mathe uthe bazoqhubeka nokweseka izingane ezenza umatikuletsheni ngaphansi kwesifunda uMkhanyakude zizoqhubeka nokwenza kahle. 

This content is for subscribers only.
Join Now
Already a member? Log in here
Umsindo phakathi kukaMasipala noMnyango

Umcimbi ohlelwe nguMasipala uMhlathuze enhla nogu lwaKwaZulu-Natal usususe umsindo phakathi kwalo masipala noMnyango Wezolimo Nokuthuthukiswa…...

This content is for subscribers only.
Join Now
Already a member? Log in here
UPanyaza uvukuza amathuba emisebenzi ngoMbutho Wezokuvikela

Umbutho Wezokuvikela eNingizimu Afrika usubangule iva uHulumeni waseGauteng oholwa nguNdunankulu uPanyaza Lesufi.

This content is for subscribers only.
Join Now
Already a member? Log in here
Babuye namaqubu entenesha entsheni

Emzuliswaneni wakamuva wokubhalisela ukuvota, izigidi zabantu abasha azizihluphanga ngokuyobhalisela ukuvota okhethweni lowezi-2024.

This content is for subscribers only.
Join Now
Already a member? Log in here
Inkampani iSuzuki Auto ifaka igxalaba ezikoleni zesifundazwe

Umkhankaso wokulekelela izikole zasemakhaya ezidonsa kanzima kwezemfundo ngenxa yokuntula izinsiza sewunabele nasezikoleni zaKwaZulu-Natal. Lo mkhankaso waziwa ngeRally to Read usuneminyaka wethulwa ngenhloso yokutakula osizini izikole ezihlwempu

This content is for subscribers only.
Join Now
Already a member? Log in here
Kuzogqobhoka iphakethe kunyuka uphethroli

Umbuso wezinyanga ezintathu wokwehla kukaphethroli uyaphela kubashayeli nabanikazi bezimoto njengoba uzonyuka kakhulu kuzona zonke izinhlobo. AbeCentral Energy Fund bathi abanikazi bezimoto kumele balindele ukungena kakhulu ephaketheni kulokhu ngoba kuzoba ukwenyuka okukhulu esikhathini eside.

This content is for subscribers only.
Join Now
Already a member? Log in here
Isililo kubulawa umndeni ngebhomu likaphethroli

Isigameko sokuhlaselwa kowesilisa nomndeni wakhe okuthungelwe ngomlilo umuzi wabo belele kwaPata eMgungundlovu sesigxekwe kakhulu. Kulesi sigameko kudlule emhlabeni uNks uPhumzile Malinga nendodana yakhe eneminyaka emithathu.

This content is for subscribers only.
Join Now
Already a member? Log in here
ISILILO: Kasekho emhlabeni umengameli waseNamibia

Izwekazi iAfrika namhlanje livuke ngezindaba ezibuhlungu eziqinisekiswe uhulumeni wase Namibia ngokudlula emhlabeni kukaMongameli wayo wesithathu,…...

This content is for subscribers only.
Join Now
Already a member? Log in here
OkaMajola kufulelwa ngaye inxiwa lingabheki umoya

Kwale ngisho esenindwe ngobubi wahlonzwa njengomgulukudu onembobo ekhaleni kepha usamile.

This content is for subscribers only.
Join Now
Already a member? Log in here
Kusekhona ukukhala ngemaki lokuphasa leBanga le-12

Izinhlangano zabazali zithi idumela lengqophamlando yemiphumela emihle kamatikuletsheni kumele kusetshenzelwe phezu kwayo nakulo nyaka kepha…...

This content is for subscribers only.
Join Now
Already a member? Log in here
Izinselelo zokucimakonga ugesi kuleli

Ukucishwa kukagesi ngenhloso yokuwonga kungenye yezinto ezinqala ezikhathaza abantu baseNingizimu Afrika.

IMozambique ihamba phambili ngabathubeleza kuleli ngokungemthetho

Muva nje isibalo esikhulu sabantu abangena eNingizimu Afrika ngokungemthetho ngabaqhamuka eMozambique. Phambilini leli lizwe belingelesibili…...

This content is for subscribers only.
Join Now
Already a member? Log in here
Inkulumo ngqangi ingazuzisa noma ilahlekisele uKhongolose amavoti

Izinselelo ezibhekene nohulumeni neqembu elibusayo kulokhu zizophoqa ukuba uRamaphosa angabi umalumephephetha

This content is for subscribers only.
Join Now
Already a member? Log in here
Ukuphasa ngamalengiso kwenze namanyuvesi anyusa amaphuzu kwabazobhalisa

Njengoba izikhungo zemfundo ephakeme zivulwa ngokusemthethweni ngesonto elizayo kusenenqwaba yabafundi abaphase umatikuletsheni abasadunguza oswini ngezicelo…...

This content is for subscribers only.
Join Now
Already a member? Log in here