I-UDM ithi indlela yokugudluza i-ANC ukuyiqala ezifundazweni

Ukube bekuya ngezifiso zeningi labantu baseNingizimu Afrika isifundazwe i-Eastern Cape besingabuswa kangcono i-United Democratic Movement (UDM) ngoba bebona kuseyilona qembu elinezimpande ebantwini bakulesifundazwe kune-African National Congress.

This content is for subscribers only.
Join Now
Already a member? Log in here
Iqembu uMkhonto Wesizwe liphonsela inselelo imiphumela yokhetho

OwayenguMengameli waseNingizimu Afrika, uMnu uJacob Zuma, ongumholi weqembu uMkhonto Wesizwe (MK), uhlangane nabalandeli bakhe ngaphandle kweNkantolo YoKhetho eGoli ngoMsombuluko, wamemezela ukuthi impi yabo ne-Independent Electoral Commission (IEC) isekude ukuphela.

This content is for subscribers only.
Join Now
Already a member? Log in here
Izinqumo zokusebenzisana kwamaqembu zizoba nomthelela okhethweni loMasipala

Ngesikhathi amaqembu esabamba eyeka ngokuthi azobambisana kanjani lapho lingekho elinqobe ngamalengiso, izinsuku ezili-14 ezinqunyiwe zokusungulwa kukahulumeni ziya ngomutsha wendoda.

Emuva kokhetho: iPhala Phala ivuka ogqokweni

Udaba oluseyiva elingabanguleki ku-ANC lwemali eyebiwa epulazini likaMengameli uCyril Ramaphosa iPhala Phala yilo elingenza uKhongolose uzithole usekhoneni ngeqembu ozobambisana nalo kuzwelonke.

This content is for subscribers only.
Join Now
Already a member? Log in here
Ngale Ngokhetho: Lesi yisikhathi sabakhongi abakhaliphile

UKhongolose ungahle uphoqeleke ukuthi umeme izingwevu ukuba zizocubuza amagabade.

This content is for subscribers only.
Join Now
Already a member? Log in here
UMengameli wezwe ududuze izihlobo zabatheze ilala e-Eastern Cape

UMengameli uCyril Ramaphosa udlulise amazwi enduduzo emindenini yase-Eastern Cape ekhahlanyezwe yizikhukhula ezihlasele eNelson Mandela Bay, eBuffalo City, eKariega, nakwezinye izindawo esifundazweni.

This content is for subscribers only.
Join Now
Already a member? Log in here
IMexico noMengameli wokuqala wesifazane

Okhethweni oluyingqophamlando, uClaudia Sheinbaum ube ngumoMengameli wesifazane wokuqala waseMexico, uthole ukunqoba okubalulekile ngamalengiso okungumlando.

Lehlile ikhethini kuCope kaLekota

Leli qembu liye okhethweni limagange ngokwandisa ukumeleleka kwalo kuzwelonke nasezifundazweni.

This content is for subscribers only.
Join Now
Already a member? Log in here
INkatha Ebucayini : Kuphakathi koMkhonto noma kukaKhongolose

UMengameli weqembu uHlabisa wayethe bayoseka loyo oyobe ekhethwe ngabantu.

This content is for subscribers only.
Join Now
Already a member? Log in here
IDA ithi nangale kokhetho izokuphikisa ukuphakwa kwamasosha emazweni

IDemocratic Alliance ithi nangale kokhetho izoqhubeka nokufaka ingcindezi ekutheni uHulumeni ozophatha ukuba uhoxise abombutho wezokuvikela kuleli emazweni angaphandle ukuze ugxile ekuvukeleni imingcele yakuleli.

This content is for subscribers only.
Join Now
Already a member? Log in here
Ishubise umbango zisuka iSuzuki Fronx

Ungacishe udideke uma ubiza igama layo kanti uyishaye emhloleni.

Kuzokwehla umthwalo ngentengo kaphethroli

Uzothi ukwehla kancane umthwalo emahlombe kubanikazi bezimoto njengoba ngenyanga ezayo uNhlangulana intengo kaphethroli kubhekeke ukuba yehle

Idlisa ngobuhle nobuchwepheshe iKia Picanto yesimanje

Eminyakeni eyevile kuma-20 ngibhala ngezimoto eNingizimu Afrika uba lula umsebenzi wami uma ngizoba yingxenye yomsebenzi wokethulwa…

Izithunywa zamazwe ezingaphezu kwama-40 zihambele umngcwabo kaMengameli wase-Iran

Izithunywa zakwamanye amazwe ezingaphezu kwama-40 ezisemazingeni enhloko yombuso, ongqongqoshe bezangaphandle kanye nezinhloko zePhalamende zihambele inkonzo yomngcwabo kaMengameli wase-Iran ongasekho u-Ebrahim Raisi eTehran.

IDA ilahlekelwe kuwa insika yeqembu

Izindaba zokudlula emhlabeni kukaMnu uJames Selfe zizwakale namuhla ntambama ngomholi waleli qembu uMnu uJohn Steenhuizen.

This content is for subscribers only.
Join Now
Already a member? Log in here
USALGA uphikisa uMthethosivivinywa Ochitshiyelwe Olawula Ugesi

Inhlangano YoHulumeni Basekhaya yaseNingizimu Afrika (Salga), emele omasipala baseNingizimu Afrika abangama-257, iphikisana noMthethosivivinywa Ochitshiyelwe Olawula Ugesi ikhala ngokuthi ubukela phansi igunya lomasipala futhi wephula noMthethosisekelo.

This content is for subscribers only.
Join Now
Already a member? Log in here
0
Usuku Lokhetho

Isifundazwe ikakhulukazi iTheku liyaqhubeka nokuba nesibunge kumaqembu ezepolitiki njengoba ukhetho lungesonto elizayo. Namuhla libovu iTheku…

UMakashule Gana uthi ukuvotela i-Action SA kuyefana nokuvotela iDA

Ubeke iqembu leDA njengelishabalalayo futhi elizozuza emaqenjini afana ne-Action SA. 

This content is for subscribers only.
Join Now
Already a member? Log in here
Bebecashe ngeMK ababulelwe amaphoyisa eCamperdown

Sekuvele ukuthi bebecashe ngeqembu lezepolitiki uMkhonto Wesizwe (MK) abasolwa abane abadutshulwe ngamaphoyisa emuva kokugagazisana nawo emqashweni eCamperdown ngoLwesithathu.

This content is for subscribers only.
Join Now
Already a member? Log in here
3
U-Israel uphokophela phambili nokuhlasela eRafah

Ombayimbayi bakwa-Israeli bangene bajula empumalanga yeRafah ngoLwesibili.

ASIBADINGI: I-ATM inxusa ukuba iZANU-PF ivinjwe ukuthi ibheke ukhetho

Inhlangano i-African Transformation Movement (ATM) ithi iqembu elibusayo eZimbabwe, iZimbabwe African National Union-Patriotic Front (ZANU-PF) ayingavunyelwa ukuba ibe ingxenye noma ibheke ukhetho.

This content is for subscribers only.
Join Now
Already a member? Log in here
Eyamanzi isiyinduku yokugadla kugaywa ivoti

Inkinga yamanzi ezweni iyaqhubeka nokuba yimbi naphezu kwezethembiso zokushintsha kwesimo.

Abalawula ulwazi bakhiphe umhlahlandlela wokukhankasa

I-Information Regulator yethule umhlahlandlela ukuze iqondise ukuthi amaqembu ezombusazwe kanye nabantu abazimele ukuthi balusebenzisa kanjani ulwazi lomuntu siqu lwabavoti ngezinjongo zokukhankasa ngaphambi kokhetho.

This content is for subscribers only.
Join Now
Already a member? Log in here
Kuyolamula umnqamulajuqu amaqembu elokhu ekhankasile

Amaqembu ezepolitiki kuleli ayaqhubeka nokwenza imicimbi ngenhloso yokudlulisa umyalezo kubantu ukuze bezowavotela ngosuku lokhetho.

This content is for subscribers only.
Join Now
Already a member? Log in here