ISAFA isihoxise isicelo sokuzama sokusingatha iNdebe yoMhlaba yowezi-2027

ISOUTH African Football Association (Safa) isihoxise isicelo sayo sokuzama ukuthola ilungelo lokusingatha iNdebe yoMhlaba yowezi-2027.

This content is for subscribers only.
Join Now
Already a member? Log in here
Zithe chithi saka ezemidlalo eThekwini

Abalandeli bezemidlalo esifundazweni saKwaZulu-Natal (KZN) bafana nekati elibekelwe ubisi noshizi ngenxa yokuba chithi saka kwezemidlalo ezahlukene.

This content is for subscribers only.
Join Now
Already a member? Log in here
Uhulumeni uzishaya isifuba ngokunyuka kwezibalo zabasebenzi

IKhabhinethi izamukele izibalo zakamuva zokuqashwa kwabantu okuvela ukuthi zikhulile kulezo ezazivela ngesikhathi sokhuvethe.

This content is for subscribers only.
Join Now
Already a member? Log in here
Zibhajwe kweziludlayo: Amabhange nokukhwabaniswa kwerandi

ICompetition Commission ithe amabhange ayathinteka ekukhwabaniseni irandi lakuleli . Angenisa imali elinganiselwa kuma-trillion ngosuku phakathi kwezi-2007 nowezi-2013.

This content is for subscribers only.
Join Now
Already a member? Log in here
Konke sekumi ngomumo ngamaSalga yize kukhalwa ngokwesekwa

USihlalo wamaSouth African Local Government Association (Salga) Games uThami Ntuli, iyamkhathaza indaba yokuthi ingakutholi ukusekwa okwanele le midlalo yaminyaka yonke.

This content is for subscribers only.
Join Now
Already a member? Log in here
IKenya iphonsa esivivaneni eHaiti

Abashayi bomthetho eKenya bavotele ukweseka isicelo sokuthi kuthunyelwe amakhulu amaphoyisa eHaiti emsebenzini ogunyazwe yi-UN.

This content is for subscribers only.
Join Now
Already a member? Log in here
ISudan ifuna kuhlukane inhloko nesixhanti

Incwadi evela kubambela likaNgqongqoshe Wezangaphandle waseSudan u-Ali Sadeq eya kuNobhala-Jikelele we-UN u-Antonio Guterres, icela ukuthi kuqedwe uphiko olwaziwa nge-UNITAMS.

This content is for subscribers only.
Join Now
Already a member? Log in here
Umgolo noma isidingo? UMphathiswa ufuna ubutsetse bemoto yesigidi

Ukungahambi kahle kwesimo sezezimali kuleli kufakazelwe yincwadi ebhalwe nguhulumeni wakuleli.

Imbokodo ibaqwaqwade emakhanda emncintiswaneni wabalimi

IsiZulu sithi ubucu obuhle obuhamba ngabubili. Lokhu kusebenzele ababiliabanamabhizinisi ezolimo eMandeni eNyakatho Nogu esiFundazweni saKwaZulu…...

This content is for subscribers only.
Join Now
Already a member? Log in here
Ubani okumele aphendule ngokusocongwa kwamaphoyisa nokuqothwa komphakathi?

Minyaka yonke ngoMandulo iNingizimu Afrika iba nosuku olukhethekile lapho kusuke kukhunjulwa amalungu ombutho wamaphoyisa asala enkundleni eqhuba umsebenzi wokuvikela umphakathi ngokulwa nobugebengu.

This content is for subscribers only.
Join Now
Already a member? Log in here
Kuvuleke izikhala ngenxa yenganono ophikweni lwamanzi kuMasipala iTheku

"Inkinga yokunqamuka kwamanzi eThekwini isidlulele sekuze kwafika lapho kumele sikwamukele ukuthi maningi amathuba okuhlukanisa unyaka singenamanzi".

This content is for subscribers only.
Join Now
Already a member? Log in here
Amaphuzu eSilo samukela ubuholu be-INkatha Freedom Party, oNdini

Namuhla wusuku olumqoka njengesethembiso esenziwa nguMhlonishwa uHlabisa ezinsukwini ezedlule. Ngiyathokoza ukuthi leso sethembiso sigcinekile.

This content is for subscribers only.
Join Now
Already a member? Log in here
Akho soka lingenasici

Sigwetshwe iminyaka emithathu isihlabani somdlali we-Orlando Pirates uThembinkosi Lorch ngecala lokuvulela isibhaxu ngenhloso yokulimaza enkantolo yeMantshi yaseRandburg, eGoli namuhla ekuseni.

This content is for subscribers only.
Join Now
Already a member? Log in here
“Ayiqine imithetho ngezinkundla zemidlalo” – Broos

Umqeqeshi weBafana Bafana uHugo Broos ubona ukuthi iCaf neFifa kumele baqinise umthetho ngezinkundla ezingekho sesimeni esihle.

This content is for subscribers only.
Join Now
Already a member? Log in here
Sidalula okwenze iAustralia yanqoba kwelaseNdiya

I-Australia imangaze izinkumbi zabathandi bekhilikithi emhlabeni ithela othulini i-India ngamawikhethi ayisithupha emdlalweni wamanqamu obuseNerandra Modi Stadium.

This content is for subscribers only.
Join Now
Already a member? Log in here
Ofunwa phesheya uthi usagxile kwi-Sundowns

Umdlali wasemumva weMamelodi Sundowns neBafana Bafana uKhuliso "Sailor" Mudau, ukhulume okokuqala ngokugaqelwa kwakhe iqembu eligijima ku-English Premier League (EPL) okuyiligi yase-England.

This content is for subscribers only.
Join Now
Already a member? Log in here
Umqeqeshi uvikela uBavuma

Elakuleli liphinde lahluleka wukunqoba iNdebe yoMhlaba kwelaseNdiya. Lishaywe yi-Australia kowandulela amanqamu e-Eden Garden, eKolkata. UBavuma udlale engaphilile kahle kowandulela amanqamu. Uphume ngedada esabhekane namabhola amane.

This content is for subscribers only.
Join Now
Already a member? Log in here
Ushumayela ivangeli lokuqoqa amaphuzu ekhaya umqeqeshi weBafana Bafana uHugo Broos

Namuhla ngo-3 ntambama, iBafana izodudulana neBenin emdlalweni wokuhlungela ukuzibekisela indawo eNdebeni yoMhlaba ngo-2026 kwelaseMelika, Canada naseMexico.

This content is for subscribers only.
Join Now
Already a member? Log in here
Umawa aphinde avuke! Inunu engafi!

Namuhla umenyezelwe njengomqeqeshi omusha weCape Town Spurs. Ngenyanga edlule iSpurs ixoshe obengumqeqeshi uShaun Bartlett kulandela ukuphikwa yimiphumela.

This content is for subscribers only.
Join Now
Already a member? Log in here
Ngabe sekuyizinsuku zokugcina zePosi ezweni?

Imiphakathi eyahlukene ethembele ezinsizeni zaseposini ithi ithinteke kakhulu ngenxa yosizo olungathembekile kuleli bhizinisi likahulumeni.

This content is for subscribers only.
Join Now
Already a member? Log in here
Iyakhula eyokusocongwa kwabantu ngobuhlanga

Udlame olubhekiswe ezakhamuzini eSudan "ubusathane uqobo" kuxwayise isikhulu esiphezulu seNhlangano Yezizwe ngoLwesihlanu, njengoba isimo esibucayi sobuntu ezweni siya siba sibi nodlame lobuhlanga ludlondlobala esifundeni esisentshonalanga iDarfur.

This content is for subscribers only.
Join Now
Already a member? Log in here
Ukuhoxa kwamasosha eCongo nengcuphe yokudungeka kokhetho

Izimpi phakathi kwamasosha aseCongo namavukelambuso e-M23 sezishubile empumalanga yeDemocratic Republic of Congo (DRC) ngemuva kwezinyanga eziyisithupha zokuthula.

This content is for subscribers only.
Join Now
Already a member? Log in here
UZewde uphonsela inselelo abaholi ezwenikazi ngezingane

Lo mbiko ugqamisa izinselelo eziningi izingane ezibhekene nazo e-Afrika, okuhlanganisa ububha, izingxabano, nokuntuleka kwemfundo nokunakekelwa kwezempilo.

This content is for subscribers only.
Join Now
Already a member? Log in here
Isikapakele nakwezinye izifunda impi eMyannar

Abamelene nejunta (umbutho wezempi obusa izwe) esifundazweni saseMyanmar iChin abehlose ukulawula ingxenye yomngcele waseNdiya.

This content is for subscribers only.
Join Now
Already a member? Log in here