Izenze elixake abahlonishwa neziphathimandla

Akamusha kwakwenzayo. Umehluko kulokhu wukuthi usegqoke ikapisi elisha. Loyo nguMnu uZwakele Maxwell Mncwango ongumholi weqembu eliphikisayo i-Action SA kusifundazwe iKwaZulu-Natal.

This content is for subscribers only.
Join Now
Already a member? Log in here
UDuma empini yabasekhaya nabasezitheni

ElaboHlanga elinawo amanye alamadokodo lingakuqinisekisa ukuthi amanye adluliswe ngabathile emnyangweni naseqenjini lakhe.

This content is for subscribers only.
Join Now
Already a member? Log in here
UBulawayo notalagu lokubuyisana nobunye ne-ANC

Ukubuyisana kuncike ekutheni igama loMntwana liyagezeka kumanembe epolitiki yomzabalazo

This content is for subscribers only.
Join Now
Already a member? Log in here
Ngabe ingwe ingawaguqula amabala?

Akusasele zinyanga zingaki iNingizimu yenze isinqumo. Lesi sinqumo ngukhetho lukazwelonke nezifundazwe. Ngokwezinkomba lolu khetho luzoba…...

This content is for subscribers only.
Join Now
Already a member? Log in here
UHlabisa nomthwalo wokufeza iphupho loMntwana

Usuku lwangoMgqibelo luvule ikhasi elisha kubantu nakuzinhlaka ezahlukene kuleli. Lolu wusuku lapho kubikwe khona izindaba…...

This content is for subscribers only.
Join Now
Already a member? Log in here
URamaphosa noMagashule bavika ngamagatsha

Kubukeka zombili izinhlangothi zimatasa zikhonga ziqomisa izinhlaka zeqembu Inkulumo eyejwayelekile kuKhongolose ngethi ‘amandla asemasebeni’ okuwukuthi…...

This content is for subscribers only.
Join Now
Already a member? Log in here
Ngabe ubuholi obusha eKZN buzolandela ikhwelo likazwelonke ngoRamaphosa

Ukunqoba ihlandla lesibili kukaNkk uNonhlanhla Khoza onguMphathiswa Wezokuthuthukiswa Komphakathi KwaZulu-Natal njengoSihlalo Wophiko Lwabesifazane esifundazweni sekwenze…...

This content is for subscribers only.
Join Now
Already a member? Log in here
UNgqongqoshe ukhathazekile ngempatho yezinkampani zaseNingizimu Afrika eCameroon

UNgqongqoshe Wezobudlelwano Namazwe Angaphandle, uNaledi Pandor, usephinde wazwakalisa ukukhathazeka mayelana nempatho yezinkampani ezithile zaseNingizimu Afrika eCameroon.

This content is for subscribers only.
Join Now
Already a member? Log in here
Iminjunju yomhlaba isuka kude, ijulile, ibanzi

UMnu uZephania L. Mothopeng wayenguMengameli wePan Africanist Congress of Azania (PAC). Wayebizwa nge ‘Bhubesi Lase-Azania’.…...

This content is for subscribers only.
Join Now
Already a member? Log in here
Injolozela kuMzizi noZuma ngokweseka uMatamela okhethweni

Ukhetho lwangonyaka ozayo kungahle lube ngolwehlukile emlandweni weqembu elibusayo kusuka ngowe-1994 uma kubhekwa umlando walabo…...

This content is for subscribers only.
Join Now
Already a member? Log in here
Amasongo akhala emabili: Umdonsiswano wabaseki bakaHlabisa noNtuli uzoyisaphi indlovu?

Esikhathini esingangonyaka iNingizimu Afrika izoya okhethweni. Lolu khetho lubukeka lungafani nalolo olwedlule ngezizathu eziningana. Okokuqala…...

This content is for subscribers only.
Join Now
Already a member? Log in here
Inkululeko yezomnotho yiyo eyosenza sizigqaje kakhulu ngobu-Afrika

Inyanga uNhlaba esiphuma kuyo ibungazwa njengenyanga ye-Afrika. Kepha inyanga ye-Afrika ayisho lutho ngaphandle kwenkululeko yezomnotho.…...

This content is for subscribers only.
Join Now
Already a member? Log in here
Bahlwanya indlamvuzo kaMagwaza-Msibi

Ingqungquthela yokukhetha ubuholi ngoNtulikazi izocacisa ngekusasa leNFP.

This content is for subscribers only.
Join Now
Already a member? Log in here
Ikhiwane elihle: Kwale sekukhona abamshwelezelayo, lwafika olungaliyo

Kuthe uma kushona ilanga ngoLwesithathu kwabe konke lokhu kungumlando, selithathe obesemsamo lambeka emnyango.

This content is for subscribers only.
Join Now
Already a member? Log in here
Basola ubuholi obuphezulu ku-ABC ngokunikana izikhundla zobukhansela

UMengameli weqembu lezepolitiki, i-Abantu-Batho Congress, uzithola ephunga impi yegceke njengoba esolwa abangaphakathi eqenjini ngokuphatha iqembu ngathi yikwakhe noma isiphaza.

This content is for subscribers only.
Join Now
Already a member? Log in here
Inkemba kaMzizi ibukhali nxazonke

Unawo umlando wokumela lokho asuke ekholelwa kukho  kuze kube sekugcineni. Lapho kukhona abamgxekayo kuba sengathi…...

This content is for subscribers only.
Join Now
Already a member? Log in here
Abahlehlela i-Action SA bakhomba uMashaba ngokuba ngumagayazidlele

Njengamaqembu amaningi asuke esungulwe ngabaholi abalaxaza amadala noma bakhonjwe  indlela,ngezizathu ezahlukene, okwenzeka eqenjini likaMnu uHerman…...

This content is for subscribers only.
Join Now
Already a member? Log in here
Indla beyiphika: Isiqalile ukuhlehlelwa zikhuni i-ABC kaMavundla

Ukuxoshwa kwakhe uKhongolose eThekwini ngoZibandlela naphezu kokuba esenikele eNkantolo eNkulu yakuleli dolobha  eyivimba ukuba ingamphazamisi ekubeni ngowesibili ekuholeni iTheku kwavula elinye ikhasi empilweni kaMengameli we-Abantu Batho Congress (ABC).

This content is for subscribers only.
Join Now
Already a member? Log in here
Inzangabomu: Iqhingasu lokubuyisela iNkatha odakeni

Bambalwa abangaphikisa ukuthi okhethweni lohulumeni bendawo olwedlule yi-Inkatha Freedom Party (IFP) eyadla ubhedu. Kusuka ekwethulweni…...

This content is for subscribers only.
Join Now
Already a member? Log in here
Kungenzeka yini uCele neSAPS babeyisandla sesithathu ekuxabaneni kwe-EFF ne-IFP?

Kufufusa ihlazo elingahle libeke iqembu elibusayo nohulumeni kwingcindezi. Lokhu kulandela ukuqinisekiswa ngokuthi abe-IFP ne-EFF bakwebhana…...

This content is for subscribers only.
Join Now
Already a member? Log in here
Ngabe i-IFP izongena kunoxhaka wezolo ngezinsolo zeZitoyitoyi?

Ubuholi be Inkatha Freedom Party (IFP) buphuthume baziphikisa izinsolo ezenziwa ngabe Economic Freedom Fighters (EFF) zokuthi bahlela ukusoconga uNobhala Jikelele we-EFF, uDlamini.

This content is for subscribers only.
Join Now
Already a member? Log in here
URamaphosa neZitoyitoyi kuvuthondaba

Usuku obekade lulindelwe lufikile lwedlula. Izolo mhla ziyi-9 kuNhlolanja izinhlelo bezimbili; ngoluka Somlomo wePhalamende uMhlonushwa…...

This content is for subscribers only.
Join Now
Already a member? Log in here
Ucu alukahlangani ku-ANC neZitoyitoyi: okwaseGoli kube umazihlonze

IsiZulu sithi izinkunzi ezimbili kazihlalelani esibayeni sinye. Lokhu kucaca bha ngalokhu okuqhubeka phakathi kweqembu elibusayo…...

This content is for subscribers only.
Join Now
Already a member? Log in here
Kube yisonto elinzima ezweni iRandi lintekenteke kwanyuka nophethroli

UMsombuluko IRandi livuleke lintekenteke kakhulu ngama-R18.20/US$ uma liqhathaniswa nedola laseMelika, uma liqhathaniswa nezinga lokuvulwa kwangoLwesihlanu…...

This content is for subscribers only.
Join Now
Already a member? Log in here