Ividiyo esabalele ezinkundleni zokuxhumana ikhombisa onogada benyuvesi bematasa. Nakuba isimo sesithule kuleli lizwe elibuswa yiNgwenyama kodwa zisekhona iziqubu ezibikwayo zodlame nokuhlaselwa kwabantu ababhikishayo ngamaphoyisa.
AmaNdiya amaningi aseThekwini. Abe-ANC, Inkatha neDA benza noma yini ukuwaheha
Ubhongoza uyaziphungela nokho amanzi asengene endlini isishiphi sisabalele
UDe Villiers ukhankasela ukuba yiMeya ngaphansi kukamasipala waseKapa owaziwa ngeDrankenstein.
Ngokwezibalo, i-IFP ingeyesine ngobukhulu eNingizimu Afrika ngokwama qembu. Kodwa ngokuba nomthelela singabesithathu ngobukhulu, ngoba singelinye lama qembu amathathu okuyiwona alawulayo.
Ngesikhathi lusondela usuku lokhetho kubukeka zanda izingxabano mayelana nohlu lwabazomela uKhongolose.
Kulokhu uzwa amanzi ngobhoko ukuze angene esazi ukuthi kuyoba njani
Kwizinkulumo zabeNFP nayo i-ANC kusobala ukuthi iNdlovu bahlela ukuyikaka, bayiginge baphathe iZDM nokungenza iphupho likaMagwaza Msibi lifezeke ngisho esengasekho.
Kubukeka kusazozwela kumaqembu epolitiki akuleli uma kufika kwezezimali. Lokhu kulandela ukuphasiswa komthetho odalula ukuxhaswa kwamaqembu…...
Umbuzo uthi ngabe umlingo womholi uzokwazi ukubuyisa izinduku nesithunzi seqembu?
Engxoxweni nelaboHlanga, uMabaso uthe bayayihlonipha imibono yeNjeje kodwa noma iyintimbothi nje kwesinye isikhathi.
Udlambedlu nokuzitapela kumabhizinisi okusanda kwenzeka esifundazweni sakwaZulu-Natal kube nomthelela omubi kakhulu kumabhizinisi kanye nezakhiwo ezixhaswe…...
AbeSIU banike uRamaphosa abanye abangakubiza ngesikhali noma umjovo odabeni lukaMkhize
Lesi sikhungo sithi kumqoka ukuba kuqale ingxoxo ebheka umnotho wendawo ngale kobhubhane ukhuvethe
Okwakamuva kwenzeka lapho sekumele lizilungiselele ukhetho oluyingqophamlando Bambalwa abangaphikisana nomlando othi kule minyaka eyedlule iqembu…...
Ubuholi bukaRamaphosa kungqingetshe ngodaba oluthinta omunye wabo Kuke kwakhona isikhathi lapho imilomo yabe ivunana ezweni…...
Asemabili amagama okuthiwa bangahola. Okwahlula izimbangi kwenziwa kangcono ngabaholi Ezingqaphelini zokhetho kanye nakubahlaziyi kukhona ukuvumelana ukuthi…...
Izinyosi yizilwanyana ezincane kepha ezibaluleke kakhulu emvelweni. Ngokombiko weNorton Rose Fullbright, esisodwa kwezintathu izitshalo kumbe…...
Abahlaziya ezamabhizinisi balichaza ibhizinisi njengento enempilo, enesikhathi sokuzalwa nesikhathi sokuphela. Lokhu kukhula kwebhizinisi akubalwa ngeminyaka,…...
Uma ukhuluma nosomabhizinisi ngokwamheha ebhizinisini akulo uyokutshela izizathu ezithile, ezinye zazo ezingase zingakugculisi. Kungenzeka ukuthi…...
Isikhathi sokuqala konyaka siyisikhathi esibalulekile ebhizinisini nasempilweni yomuntu ozimisele ngenqubekelaphambili kwakwenzayo. Kuyaye kube yisikhathi esihle…...
Isifundazwe iWestern Cape yiso esisakhiqiza kakhulu izithelo ezisawolintshi (citrus fruits) lapha eNingizimu Afrika, kanti leli…...
Iqiniso elingephikiswe ngelokuthi akekho umuntu ongayithandi imali, kumbe ongafisi ukuba nayo. Wonke umuntu usemkhankasweni wokufuna…...
Kuyiphupho likasomabhizinisi ukuba kwande abathengi. Ubuningi babathengi buvamise ukusho ukungena kwemali eningi ebhizinisini nokufezeka kwezinhloso…...