Emva kokufungiswa kwesikaNdunankulu Wesifundazwe uMnu uThami Ntuli we-IFP, umemezele iKhabhinethi ehlanganisa amalungu aphuma emaqenjini amane okuyi-IFP, iDA, i-ANC neNFP.
Kuhambe ngokohlelo lwezivumelwano sokusebenzisana kuhulumeni wokubambisana KwaZulu-Natal kuqokwa uMnu uThami Ntuli we-Inkatha Freedom Party njengoNdunankulu Wesifundazwe.
INational Freedom Party (NFP) iqede ukuqagula ngokuthi uzoma kanjani uhulumeni waKwaZulu-Natal. UMengameli weNFP uMnu u-Irvin…...
Amaqembu ezepolitiki eKZN abeke eceleni umbango nokungaboni ngasolinye ngemiphumela yokhetho ahlanganyela ekufakeni isandla emphakathini okhahlanyezwe isishingishane KwaZulu-Natal.
UHulumeni waKwaZulu-Natal uthi uyakukhuthaza ukutshalwa kwensangu esifundazweni kodwa ngenhloso yokwelekelela uMnyango Wezempilo kuphela. UNgqongqoshe Wokuthuthukiswa…...
NAMUHLA siqhubeka nodaba esike saluqala ngeledlule lapho sithe janti kulokho okumenyezelwe nguNdunankulu wesifundazwe iGauteng, uMnu…...
SEKUTHUNYELWE umyalezo kubasebenzi bakaHulumeni abenza imisebenzi abangaqeqeshelwanga yona nabangenasipiliyoni sayo njengoba uHulumeni wesifundazwe uzoqhubeka…...
Ukungaboni ngasolinye kwamalungu nezinhlaka zeqembu elibusayo sekuphazamisa ukusebenza kukaHulumeni kanti nakuSishayamthetho izinto zimapeketwane IKWAZULU-NATAL ingesinye…...
AMakhosi nabathintekayo kuthiwa badukuza ontwini njengoba uMnyango uvuma ukuthi usacubungula umbiko osuvele uqediwe INDLU YabaHoli…...