Isimo sezulu sifake usawoti esilondeni phezu kosizi lowoHlanga. Siphenyeke izinqe ngengqalasizinda engekho esimweni. Le mvula…...
Kushaqisile ukubona izingane zintongela isidana umthunzi wezinkukhu esikoleni Engikubone kwenziwa yizingane phakathi emagcekeni esikole esifundazweni…...
Sonke sazi ukuthi ukubingelela, ukubingelelana nokuvalelisa kusho inhlonipho ebantwini noma esintwini emhlabeni jikelele. Abanye bathi…...
Izimvula ezidlule nemphefumulo, zashiya abantu besele dengwane, zingifundise isifundo esibalulekile. Ngivele ngakhumbula iNcwadi Engcwele uma…...
Ake sithi noma asibeke ngokuthi, aboHlanga kubalwa nabamhlophe banesimo esisodwa esifanayo. Esihlukile, ngokobuhlanga ayilona, ngokobuzwe…...
Azikapholi izilonda kodwa azisabhibhi. Ukuze siphole kahle isilonda sidinga ukunakekelwa ngokuthi sigezwe, sisulwe, sigcotshwe bese…...
Bengilalele inkulumo kaMengameli ezinsukwini lapho echaza ngesinqumo sikaHulumeni kanye noMnyango Wezempilo sokususa imithetho yokhuvethe evula…...
Amaphupho abelungu bawaveza engqayini ehlukene, singanaki ukuthi baqinisekisa, ukuthi iphupho liyinto ekhona. Amaphupho ayashabalala, aqhele,…...
Ukushonelwa yilanga kwesizwe samaZulu mhla zilishumi nambili kuNdasa wezi-2021 lapho lalingashonele uZulu yedwa kepha lalishonela…...
Ngiyafisa ukuba ngelinye ilanga aboHlanga ofundile nongafundile bakumele bangakungabazi ukuba ngaboHlanga. Kuyaye kudumaze sewubona aboHlanga…...
Ngisishayela izandla futhi ngiyasincoma isinqumo soMnyango Wezemfundo emazingeni aphansi sokuqhubeka nokwandisa uhlelo lokusetshenziswa kolimi lwebele…...
INkosi uVukile Shembe yasEkuphakameni yake yakhuluma indaba yabafana ababili ababekhuliswe nguyise. Uthi uyise wayebakhulise ngendlela…...
Kunenkinga yokusinisa amahleza e-Afrika, aboHlanga nemiphakathi abanikwe amagunya okuhola amazwe, ohulumeni, omasipala, izinkampani, izindawo zasemakhaya,…...
Uke wazibuza ukuthi kungani uguquko esilulangazelela kangaka lungenzeki eNingizimu Afrika? Ziningi izinto esikhala ngazo futhi…...
Kusasehlula ukuthi sinokwehlukile noma unokwehlukile, ngokuhlukile kobungubuwena nobukunguwe eningini, hhayi omunye umuntu. Ubungubuwena bokunguwena bokwehluka.…...
Namuhla sihlangene lapho sekusele izinsuku ezingaphansi kwesonto sikhumbule lokho okwasehlelayo ngoLwesihlanu ekuseni mhla zilishumi nambili…...
Kunokuzindla kwabantu ezingxenye lapho ngazibuza ngaziphendula njengabo ukuthi, ososayensi babelungu base-Europe nase-United States of America,…...
Akuvamisile ukuba uzibuze ukuthi ngabe ungowalelo khaya ngempela yini. Ngabe ungowalelo lizwe ngempela yini. Abanye…...
Kunomuntu onesipho esiyisimangaliso uma engasisebenzisa ngobunono nangendlela ehlelekile, owabo bangavuka qingqo othulini lobuvila nokugqilazwa yimicabango…...
Ukungaphumeleli umatikuletsheni kuza nobukhulu ubuhlungu kanye nenkulu ingcindezi ezinganeni nakubazali. Njengomfundi ongaphumelelanga kukwenza uzibone uyisehluleki…...
NgoMsombuluko zingama-21 kuNhlolanja bekuwusuku lapho umhlaba wonke jikelele ubungaza ukubaluleka kolimi lwebele. Incithabuchopho yezwekazi lase-Afrika…...
Wangicela ukuba ngingahambi uMnu uLinganathan Govender abambiza ngoDan waseReservior Hills, osebenza eColour Copy Centre, eThekwini,…...
Njengoba kuyiviki lokuqwashisa intsha kanye nokukhuza umkhuba wokuzibulala kwabantu abasha kuleli, kubalulekile ukuthi singagcini ngokukhuluma…...
Kubukeka sengathi kulukhuni ukuthuthukiswa kwezilimi zebele ngabanikazi bazo lezo zilimi. Ngenxa yobudedengu nokuyinto yokuqala eyenziwayo.…...