Umlando awusona isithutha futhi awukhohlisani! Awusoze wakuholela Ophathe. Uyisibuko sesizwe nezizukulwane nempumelelo yethu igabavula kulowo…...
UGomes uphakamise ifulegi neNingizimu Afrika kowe-Afcon yize iBafana Bafana ibingabonwa
Kuyakhanya ukuthi indoda ukuba ibe yindoda kunezimiso nemigomo
Inhlosongqangi yaboHlanga yababeyi-ANC nababengeyona isabizwa ngeSouth African Native National Congress, iSANNC, yayingobunye baboHlanga nodaba lomhlaba.…...
Ngicabanga ukuthi ukuvinjelwa kanye nokwenqatshelwa kwabafundi, ikakhulu aboHlanga, ukuthi bazifikele bona nqo ezikhungweni zemfundo ephakemi…...
Mangibonge ithuba kwelakho elihamba phambili iphephandaba. Ngiloba nje ngithintwa yisenzo esenzeke ngoMgqibelo esisuka kuwo mhla…...
Isihe nesihawu sishile kwezinye izinhliziyo, kweminye imizi, kwamanye amazwe nasezingxenyeni eziningi zomhlaba. Umuntu uma usumshaye…...
Abadayisi boHlanga abazimele ngasemigwaqweni nakwezinye izindawo, bangabantu abanemvelaphi yomlando okungelula ukuwuqonda. Kudingeka ube nesikhathi sokwazisana,…...
Kungumsebenzi wethu sonke njengesizwe ukuqinisekisa ukuthi ukhuvethe alwedluleli kwabanye abantu ngokufaka izifonyo uma siphakathi kwabanye…...
Uma kuqala unyaka kunengoma ehlatshelelwayo nenkondlo evame ukuhaywa yisintu. Imigqampinda ivame ukuba nala manothi, “Kulo…...
Iningi lentsha yakuleli iphelelwe yithemba futhi ayisenawo nomdlandla wokufunda ngenxa yezinga labantu abangasebenzi.
Siyakufunda, siyezwa ukuthi emazweni abelungu phesheya kwezilwandle bakwenza impoqo ukugomela ukhuvethe ngokuba kube nencwadi eqinisekisisayo ukuthi usugomile.
Asifani nezilwane zona ezenza lokho okufika egazini lazo ayi thina, thina sinamandla.
Kufanele silibonge siphinde silibongisise leli thuba ngoba aliwona umdlalo nomqhubasuku!
Safaka ingcindezi kohulumeni base-Afrika isibalo esiphezulu sabafundi nesokungeneli kwamagumbi nezindlu, amaflethi abafundi ezikhungweni zemfundo, ukuzocobelela…...
Ubuhlobo babo nelaboHlanga sebuqalile ukuchamisela okuhle kodwa ezinganeni nakubazali
Emuva kwemiphumela ngabe ndlelani esiyisebenzisa ukuthola ukuthi umphakathi uthinteka kanjani?
Singabazali kanye nomaphakathi sivamise ukufakela izingane zethu ingcindezi ngalesikhathi sonyaka.
IsiNgisi sisenza sonke sifane. Amasiko nomlando wesiZulu akungashiwo ukuthi okwesiZulu ngoba lokho kuyabandlulula akuthiwe okwama-Afrika.
Maningi amasiko ethu ashaywa indiva nashabalalayo kungabindabazalutho. Elinye elihle kakhulu eseliyimvelakancane nelenziwa yidlanzana laboHlanga yilo leli – umkhehlo.
AboHlanga noHulumeni base-Afrika bacinene noma sicinene asiyisabalalisi imiqondo yethu ekuthuthukiseni imfundo ngokwase-Afrika.
Kulesi sikhathi sonyaka abantu abaningi babhala imigomo abazibekela yona kulonyaka njengoba bayibhala ngonyaka odlule.
UMkhandlu weButho leNJEJE yabeNguni libuke ngokwenyanya imizamo yokucindezela intando yeningi esithangamini sabezindaba ebesibizwe nguMehluleli uRaymond Zondo osabambe esokuba uMehluleli Omkhulu weNkantolo YoMthethosekelo yaseNingizimu Afrika.
Sibheka imithetho nemithethosivivinywa ephathelene nokuqoshwa nokushicilelwa kolwazi eNingizimu Afrika.