Asizibuze umbuzo wokuthi sizuzani, uzuzani njengamanje ngokuphawula kabi ngomufi, esethule sengathi thina asisoze safa. njengoba…...
NgoLwesihlanu olwedlule emini bebade uMphathiswa wezeMidlalo, ubuCiko namaSiko KwaZulu-Natal, u-Amanda Bani-Mapena, ubalule ukuthi bazokwenza okusemandleni…...
Uncibijane usuku oluyindumezulu emazweni amaningi aseAfrika nasehlabeni wonke jikelele. Ngokwekhalendela lombuso wahulumeni wakuleli, lolu suku…...
USimon Mthethwa wahlangana nomkakhe eMandeni wamlobola waqeda, bachitha iminyaka engaphezu kwamashumi amane bendawonye. UMnu uMthethwa…...
Abanye babafundi bayazigqaja ngolimi lwebele, yize befunda ezikoleni ezixube izinhlanga. Phela elinye lamagugu esinalo ulimi…...
UMveliqali, omizimba yabantu abazigidi eziyinkulungwane neziyisishiyagalombili, uphila ngokwesiqu emhlabeni wokuqala, kodwa umqondo wakhe ugcwele umkhathi…...
Isisho sesiZulu sithi alikho itshe eliyohlala phezu kwelinye kuze kube ngunaphakade akukho okufihlakele okungeyo kwembulwa,…...
Asejwayele ukubalula empilweni ukuthi isandla sisinye sineminwe emihlanu bese siyelulekana, siyakhumbuzana, sixwayisane ngaleminwe. Kuthi nxa,…...
Ucwaningo lwangowe-2020 lweSTATS SA luveza ukuthi kunama-23% wabantu besifazene kumkhakha weSTEM (science, technology, engineering and…...
Sekukhulunywe kakhulu ngokuhlukumezeka kwabantu ezweni sakhile kodwa ikhona ingxenye engakathintwa. Lapha ngikhuluma ngokuhlukumezeka komuntu wesifazane,…...
Kuyiqiniso, ukuthi imfundo nemali, bese kuba yinkolo yezimfundiso ezehlukahlukene ezinhle zikaMdali yinto esiyifisayo sonke. Kanti…...
Ngokujwayelekile, imelanin yisithako semvelo esinikeza ibala lesikhumba somuntu. Imelanin yisithako esinuka kamnandi futhi ngokwabantu boHlanga…...
Ngivumele ngizishaye isifuba ngengqwele yakwethu. Ngeqhawe lakwethu. Ngeciko lakwethu, eliwusolwazi, eliyinqolobane yomlando kaZulu. Umuntu uma…...
Singayiphila impilo yaboHlanga basemandulo ababeyiphila yemimoya yenhlakanipho yabo, yengqondo yakongokomqondo nezimfundiso zokuzithoba nezokungazikhukhumezi zokuzigqaja, yokuzidla nezimfundiso ezinhle zasemakhaya.…...
Kungekudala kulo leli phephandaba sike sathinta udaba lokucindezeleka kwabantu abasuke belimele emgwaqeni esihlokweni esasithi ‘Ingozi…...
Singayiphila impilo yaboHlanga basemandulo ababeyiphila yemimoya yenhlakanipho yabo, yengqondo yakongokomqondo nezimfundiso zokuzithoba nezokungazikhukhumezi zokuzigqaja, yokuzidla…...
Umsebenzi wamatekisi, umsebenzi ocishe ube ama-100% okanye ongama-99% aboHlanga lapho beziphathele khona umsebenzi wabo. Umsebenzi…...
Kunento esingayazi thina esiphilayo noma abangayazi abaphila enyameni ukuyibona nokuyiqonda ukuthi sasihlanzekile yini ngaphakathi kusukela…...
Ababhali uPeter B. Clarcke benoPetwer Beyer, basincelisa esahlukweni sokuqala sencwadi yabo iThe World’s Religious; Continuous…...
UNational Road Number 3 (N3) umgwaqo ophuma eThekwini odlula eFree State uthinte enye ingxenye yeMpumalanga…...
INingizimu Afrika yizwe eligqugquzela imfundo, utshelwe nangamathuba eza nayo. Izwe elinemali eningi kodwa abaphathi bezwe…...
Kuyoze kube nini? Idabukisa kakhulu indaba yaboHlanga e-Afrika naseNingizimu Afrika abaqhuba intwala ngewisa. Abangaqapheli, abangaboni,…...
Kukhona ebengifisa sibonisane ngakho singaBantu bakwaZulu. Sikhona yini na isigaba esingaphezulu koBukhosi ngokomoya nesinamandla angaphezulu…...
Kusukela emandulo aboHlanga bebezazisa izinkanyezi nomkhathi. Indlela yokuphila kwaboHlanga ibincike emvelweni nokujula kwayo. Ngangokuthi imikhosi…...