Inhlanhla nebhadi izithupha ziya egwayini

Iyini yona inhlanhla? Ukungacebi, ukushona, kungaba ibhadi kubhala uXulu.

UMkandawire walwa ngomculo ekuvikeleni iMalawi

Ukufudukela kwakhe eNingizimu Afrika phakathi kweminyaka yama-80’s akubanga yiphutha ngoba ngaleso sikhathi base bebaningi kakhulu…...

This content is for subscribers only.
Join Now
Already a member? Log in here
Wadela izwe lakhe wayozinza eMelika

Yize umculo wakhe uthakaselwa cishe I-Afrika yonke eseningizimu naseNhla nayo, kukhona nalabo abamgxekayo ngokuthi lapho evula khona umlomo ushiya angalazi ngabaqoneli

This content is for subscribers only.
Join Now
Already a member? Log in here
Useyamukele inselelo yokucija ababhali nabalingisi

Ikhono lakhe ekubhaleni nasekuqondiseni imidlalo ehlukahlukene yethevishini neyeshashalazi sekwenze umlingisi wakuleli waphumela obala ngephupho lakhe…...

This content is for subscribers only.
Join Now
Already a member? Log in here
Ucula ngesiZulu yize engowaseMaputo

Yize azalelwa eMbabane Eswatini kodwa akakhohlwa ukuthi ikhaya lakhe liseMaputo eMozambique. Akuyona into ehamba phambili leyo kumzwilili…...

This content is for subscribers only.
Join Now
Already a member? Log in here
Ngaphandle kokuba isimomondiya unekhono “uJola”

Kungekudala uzophinde abonakale futhi kweminye yemidlalo ewuchungechunge umlingisi owazifaka ezinhliziyweni zababukeli abaningi bomdlalo osuwavalwa iSibaya.…...

This content is for subscribers only.
Join Now
Already a member? Log in here
Kusenenselelo ngamakhambi esintu kuleli kodwa sekuntwela ezansi

Amakhambi esintu ayingxenye yomlando wamasiko wabantu abaningi e-Afrika ngokwendalo. Ngaphandle kokwenza ihaba kuhlawumbiselwa ukuthi bevile…

Uyayazisa iNingizimu Afrika kwimpumelelo yakhe

Uzobusisa abantu baseMozambique ngesipho esingavamisile umzwilili wakuleliya lizwe ngesikhathi samaholidi kaZibandlela. U-Ivannea Mudanisse uthathe isinqumo…...

This content is for subscribers only.
Join Now
Already a member? Log in here
Ubuso bubodwa buxoxa indaba ngobuhle

Nawo-ke amaduku athwalwa ngendlela yezimfashini, ngoba phela nazo zikhona. Angithi omame bamaXhosa baneyabo imfashini yokuthwala…

Ukutholakala kwezingcezu zamatshe eziwela emhlabeni akujwayelekile

Amameteorite – okuyizingcezu zamatshe eziwele emhlabeni zisuka emkhathini kube yindaba ethakaselwa egudwini khona lapho kwaba …

INyanga Yezulu: INkosi u-Amos Kula Shembe

INYANGA Yezulu yayizalwa uMaSigasa amagama ayo ngu-Amos Kula Shembe; wazalwa mhla zingama-25 kuMandulo 1906, eNtabazwe…...

This content is for subscribers only.
Join Now
Already a member? Log in here
Uzobusisa elakuleli ngesigqi esihlukile owaseBotswana

Isizwe samaKhoisan eKokstad, eKuruman naseKaroo sizothola ingqayizivele yethuba lokuhambela ikhonsathi okuzocula kuyo umzwilili walesi sizwe.…...

This content is for subscribers only.
Join Now
Already a member? Log in here
Into angayemukeli wayengayemukeli

Iqhawe lakwaZulu lithunukwa ngezibongo zalo. Zisukela ebuqhaweni zize ziyilande indaba yakhe ngisho esesithele kulo mhlaba.…...

This content is for subscribers only.
Join Now
Already a member? Log in here
INkatha Yenkululeko seyiyophila kuze kube sekugcineni kwesikhathi

Leso naleso sizukulwane siyaphiwa uhlobo lwabaholi abaqotho nabanombono ojulileyo. Isizukulwane sethu sinikwe INkosi uMangosuthu Buthelezi,…...

This content is for subscribers only.
Join Now
Already a member? Log in here
Leli kwabe kulifela Nkosi isibili!

Siyisizwe sonke sisesemanzini, siyazikhalela sonke ngokwedlula emhlabeni kweQhawe nobenguNdunankulu kaZulu, obesesebenzele isizwe amashumi ngamashumi eminyaka…...

This content is for subscribers only.
Join Now
Already a member? Log in here
Asikaqedwa isililo sikathekwane ngobuhle

Yeka isililo esalilwa nguthekwane ezibuka emanzini ethi: “Wawumuhle thekwane. Kodwa woniwa yilokhu, nalokhu — isidlodlo!”…

Ubuchwepheshe besimanje bamaChatbots busiza ngolwazi lokwelapha

Ngenxa yokuguquka kwezinto nokukhula kwezinga lobuchwepheshe kulindelekile ukuthi ochwepheshe bezokwelapha banike ulwazi oluthembekile mayelana nezigulo…

UMntwana ubengumholi wezombusazwe onohlonze

Isifundiswa saseMelika uBenjamin Franklin, weluleka athi ‘uma ungeyukufa ubole qede ukhohlakale, kuphakathi kokuthi ubhala izinto…...

This content is for subscribers only.
Join Now
Already a member? Log in here
Uselubhaqa olukhanyisa i-Afrika kwezokulingisa

Washiya ekhaya emuva kokuphothula umatric uyise engafuni ukuba ahambe, kodwa wadlubulundela walibangisa eGoli ngoba ephokophelele ukufeza iphupho lakhe lokulingisa.

This content is for subscribers only.
Join Now
Already a member? Log in here
Umntwana ulwile ukulwa okuhle

Aphumaphi amagama akwazi ukwenanela, ukuhalalisa, ukubonga nokuchaza umuntu akuzwayo emzimbeni nasemoyeni ngokuguqa kweqhawe emaqhaweni uMntwana…...

This content is for subscribers only.
Join Now
Already a member? Log in here
Indaba esingagcinanga ngokuyixoxelwa kepha esiyibone ngamehlo

Kuningi esikufunde ngabeza phambi kwethu nobekusixoxelwa ngabantu abathile emlandweni. Lokhu kuqala kuyizinganekwane okunye bese kuze…...

This content is for subscribers only.
Join Now
Already a member? Log in here
Umlando womsuka wamaphupho usendulo

Omunye wathi, uma ephuphe isikelemu, uyaye avuke ayodlala inombolo engu-7 kuMshayina — ufafi. Abaziyo bathi…

Izicathulo zasendulo: Amathrekhi olwandle lwaseNingizimu Afrika anobufakazi

Okhokho bethu baqala nini futhi kuphi ukugqoka izicathulo zemfashini? Asikwazi ukubheka ebufakazini obuphathekayo bezicathulo ukuze…

Ubonga ubumbano kuma-Afrika uma kuziwa emculweni

Ungayihamba yonke i-Afrika ngokwehlukahlukana kwayo kusuka ezilimini, amasiko, imikhuba nendlela yokugqoka, into eyodwa eyihlanganisayo umculo.…...

This content is for subscribers only.
Join Now
Already a member? Log in here