Iyini yona inhlanhla? Ukungacebi, ukushona, kungaba ibhadi kubhala uXulu.
Nawo-ke amaduku athwalwa ngendlela yezimfashini, ngoba phela nazo zikhona. Angithi omame bamaXhosa baneyabo imfashini yokuthwala…
Yeka isililo esalilwa nguthekwane ezibuka emanzini ethi: “Wawumuhle thekwane. Kodwa woniwa yilokhu, nalokhu — isidlodlo!”…
Omunye wathi, uma ephuphe isikelemu, uyaye avuke ayodlala inombolo engu-7 kuMshayina — ufafi. Abaziyo bathi…
Kulamaphupho amabili sibona amaqiniso afezekayo, futhi nencazelo yawo yakubeka obala lokho okwakuzokwenzeka, okwagcina sekwenzekile. Siyabona-ke…
Lasho iculo kumbe yona ingoma yezinsizwa zesiCathamiya zikaCothoza Mfana, ezishaya ingoma-busuku, isikhwelajo, ezazizibiza ngokuthi ziyiMpembeni…
Kwakumhla ngivakashele khona kwamzala lapha kwaLanga lapho engabona khona lelitafulakazi lokwenziwa. Salala simnandi savuka sizamula.…
Kukhona cishe zonke izinhlobo zezimbali eziyenza ithandeke lendawo, futhi kubetha umoya omnandi onamakha ephunga lalezizimbali,…
Kufika nabaphuma phesheya bezozibonela le ntaba, kubhala uMuntu Xulu. Wake waya yini eKibhithawini, wafika wabona…
Kukhona abenza impithi, isihluthu, abanye bashiye izimvu, kubhala uMuntu Xulu Izinwele lezi zithanda umuntu oyinono…
Kukhona abasusa zonke izinwele abanye bazishewule, kubhala uMuntu Xulu Ukugunda izinwele lokhu nje, nakho kukodwa…
Nogugundwa kwezingane kuyahlukana ngezinkolelo kubhala uMuntu Xulu Izinwele lezi ezimila ekhanda zixoxa enkulu indaba lena,…
Kuningi osekuguqukile ngenxa yemvelo emhlabeni jikelele, kubhala uMuntu Xulu Uthi-ke wayeqondeni uShaka ngokukhapha imidodovu? Uthi…
Lokho uShaka ayekwenza kwakuyikuthathela imvelo umsebenzi yokuba izenzele ngokwayo umsebenzi wokuguqula isimo nensosha yomuntu. Lomsebenzi…
Esikubonayo akusahambisani nokwabe kushiwo nguMdali, kubhala uMuntu Xulu Kuthiwa uShaka wayengabathandi abantu ababi ebusweni, ababuso…
Kwabanenkinga yamehlo ziyasiza zigqamise imibhalo, kubhala uMuntu Xulu
Kwabashayelayo ziyasiza elangeni ukugwema izingozi, kubhala uMuntu Xulu Ngithi-ke lezi zikaMazawathi-thi nazo zinhlobonhlobo ngoba nazo…
Muva nje sekuphenduke imfashini ukufaka izibuko, kubhala uMuntu Xulu
Siningi isikhathi esichithwa ngabantu bezilungisa, kubhala uMuntu Xulu Umuntu ubonwa ebusweni ukuthi muhle. Yingakho njena…
Ukwedlula lapho, sekukhona izindawo ezibizwa ngokuthiwa yizitudiyo lapho kulungiswa khona ubuso babesifazane, izinwele zabesifazane, nalapho…
Ubuhle buthandwa ngabesifazane nalapho ungebasole, kubhala uMuntu Xulu Yeka isililo esalilwa nguthekwane ezibuka emanzini ethi:…
lzaga zenza inkulumo ibemnandi, ikhanye, ishelele. Kuthi noma lowo oyixoxa eyinonga ngezaga indaba yakhe, izwakale…
“Sobohla manyosi”, kusuke kushwatshulwa uma kushiwo kanje, kubhala uMuntu Xulu “Sobohla Manyosi!” Yisaga sesiZulu lesi.…
Ukhonjiswa ngezempilo nangendlela yokuphila kwezempilo. Ungakhohlwa belu ukuthi nezifundo ezithile ezifundwa esikoleni bayazisakaza embhanyazweni, lokho-ke…