featured

Ukuqokwa kwiKhabhinethi kuyilungelo likaMengameli kuphela: Ntshavheni

IKhabhinethi isivikele izinguquko zekhabhinethi zakamuva zikaMongameli uCyril Ramaphosa.

This content is for subscribers only.
Join Now
Already a member? Log in here
Inhlangano i-Defend our Democracy ifuna kuxoshwe uNgqongqoshe

Inhlangano ezimele, iDefend our Democracy ithi isinqumo sokuyisa uNgqongqoshe uThembi Simelane eMnyangweni wezokuHlaliswa kwaBantu, esikhundleni sokumxosha, siwukungalungi ezweni.

This content is for subscribers only.
Join Now
Already a member? Log in here
Ayapheka ayathulula kubaqeqeshi amaqembu akwiSAFA KZN ABC Motsepe League

IKwaMashu Durban Knight FC engelinye lamaqembu agijima kwiSafa KZN ABC Motsepe League, kuvela ukuthi isihlukene noSimphiwe Nzama obengumqeqeshi.

This content is for subscribers only.
Join Now
Already a member? Log in here
Umqeqeshi beBanyana Banyana uncoma abadlali bakhe yize behluliwe

Umqeqeshi weBanyana Banyana uDkt Desiree Ellis uthi yize behluliwe emdlalweni wobungani kodwa ubona bedlale kahle kakhulu.

This content is for subscribers only.
Join Now
Already a member? Log in here
IKenya ne-Uganda bazolamula ingxabano ephakathi kwe-Ethiopia neSomalia

UMengameli waseKenya uWilliam Ruto izolo uthe yena noMengameli wase-Uganda uYoweri Museveni bazosiza ekuxazululeni ingxabano ephakathi kwe-Ethiopia neSomalia odabeni olusabisa ngokudicilela phansi isifunda sase-Afrika.

This content is for subscribers only.
Join Now
Already a member? Log in here
UNgqongqoshe uzokwethula indlela entsha yokuvala imigodi yezimayini

Kulindeleke ukuthi kubanjwe umhlangano ophuthumayo phakathi kweCrime Prevention and Security Cluster kanye noMnyango Wezezimbiwa.

This content is for subscribers only.
Join Now
Already a member? Log in here
Ujulile umlando waboHlanga kwezemfundo nenkolo

Ngegxathu eliyaphambili ngesilungu bathi ukuba-positive, asiyeke (singaboHlanga) ukudlala umacashelana ngezinto esizibhalayo, esiziculayo, esizikhulumayo, esizenzayo,sizibone singcono…...

This content is for subscribers only.
Join Now
Already a member? Log in here
I-MK Party ngeke ingene engxabanweni esesidlangalaleni  namanye amaqembu: uMpofu

Ilungu elisha loMkhonto weSizwe Party (MK) uDali Mpofu uthi iqembu ngeke lingene ezingxabanweni esidlangalaleni namanye amaqembu ezepolitiki.

This content is for subscribers only.
Join Now
Already a member? Log in here
Kulamule imvula iSri-Lanka iminya amaProteas eThekwini

Imvula enamandla eThekwini iphazamise usuku lokuqala lo mdlalo weTest ophakathi kwamaProteas neSri-Lanka.

This content is for subscribers only.
Join Now
Already a member? Log in here
UNkota ube iqhawe iPirates iqeda ishobolo leminyaka

Kugqame uMohau Nkota ngesikhathi i-Orlando Pirates inqoba ngamagoli amabili kwelilodwa ekuhambeni.

This content is for subscribers only.
Join Now
Already a member? Log in here
Isikhuni siyobuya nomkhwezeli odabeni lokuqothulwa kohlanga eGaza: Lamola

UNgqongqoshe Wezobudlelwano Namazwe Ngamazwe, uRonald Lamola uthi ukholelwa ukuthi ubulungiswa buzokwenziwa odabeni oluthinta impi yaseGaza.

This content is for subscribers only.
Join Now
Already a member? Log in here
​​I-SACP isamile odabeni lweDA kuhulumeni wobambiswano

ISouth African Communist Party (SACP) isiphinde yagcizelela ukungahambisani nokufakwa kweDemocratic Allaince (DA) kuhulumeni wobumbano (GNU) oholwa wuKhongolose.

This content is for subscribers only.
Join Now
Already a member? Log in here
Umdlalo womqondo!

Njengoba i-Ukraine iqhubeka nokugadla ngezikhali zaseNtshonalanga phakathi eRussia kungaba itulo lokulinga iBhele lizifake ogibeni.

This content is for subscribers only.
Join Now
Already a member? Log in here
Izingxabano ziyakhula eMiddle East kulandela ukubulawa komholi weHamas

U-Emad Saber, onguMqondisi Wamazwe mpumalanga, imaphakathi naseNingizimu ne-Afrika, unxuse bonke labo abeseka abantu basePalestine eGaza ukuba benze umhla zi-3 kuNcwaba usuku lwentukuthelo ngokumelene nokudliwa kwePalestine.

This content is for subscribers only.
Join Now
Already a member? Log in here
5
Kukhalwa ngamadoda aphuza isiqatha bese eshisa umlilo eNkandla

IMeya yakuMasipala waseNkandla uMnu uMbhekiseni Biyela isola amadoda adla “isiqatha” ngokusushisa umlilo ogcina ungasalawuleki ugcina ulimaza imfuyo yamadoda endaweni.

Kuboshwe abantu abangaphezu kwekhulu emibhikishweni yase-Uganda

Amaphoyisa ase-Uganda abophe abantu abayi-104 ngesikhathi kuqhubeka imibhikisho emelene nenkohlakalo kuleli sonto.

This content is for subscribers only.
Join Now
Already a member? Log in here
UNdlovu ufuna ukuqhubeka nokujabulisa iqembu

Umgadli osandawa kusayiniswa AmaZulu FC uSenzo "Mbhobho" Ndlovu, uthi ufuna ukuqhubeka nalokhu okwenze kwaheha leli qembu lamfaka emabhukwini alo.

This content is for subscribers only.
Join Now
Already a member? Log in here
AmaZulu FC asethule abaxhasi abasha

Iqembu lakweleNdlovukazi AmaZulu FC, asethule abaxhasi abasha njengoba sekusemome ukuqala kwesizini entsha ka-2024/25.

This content is for subscribers only.
Join Now
Already a member? Log in here
Ibeke unswinyo i-USA kwabathathu be-ISIS e-Afrika

UMnyango Wezezimali e-United States umemezele ukuthi uzojezisa abantu abathathu abahlobene nomsebenzi owandisiwe we-Islamic State of Iraq and Syria (ISIS) ezwenikazi i-Afrika kuhlanganisa nababili eNingizimu Afrika.

This content is for subscribers only.
Join Now
Already a member? Log in here
Ukushintsha kwenhliziyo kwe-ActionSA akumangazi – uNdou

Ukushintsha kwenhliziyo kwe-ActionSA ekusebenzeni ne-ANC akumangazi. Okungenani, lokho kungokusho komhlaziyi wezepolitiki, uDkt uLevy Ndou,

This content is for subscribers only.
Join Now
Already a member? Log in here
UHarris uncome amagalelo kaBiden, wafunga ukuhlula uTrump

IPhini likaMengameli wase-USA uKamala Harris uthe uzokwenza konke okusemandleni akhe ukuhlanganisa iqembu iDemocratic Party kanye nesizwe ukuze kunqotshwe uDonald Trump ngoLwezi.

This content is for subscribers only.
Join Now
Already a member? Log in here
UMphathiswa uKhawula usayine isivumelwano nababambiqhaza ngeDundee July

Intaka ibekelwe amazolo emjahweni womtelebhelo wamahhashi obizwa ngokuthi iDundee July Horse Racing. 

IBangladesh ivale izikhungo zemfundo ephakeme

Amaphoyisa eBangladesh adubule isisi esikhalisa unyembezi nezinhlamvu zenjoloba ukuhlakaza abafundi ababhikishela uhlelo lukahulumeni lwesabelo semisebenzi.

This content is for subscribers only.
Join Now
Already a member? Log in here
Wethembisa lukhulu umqeqeshi weMilford

UMondli Qhogi osanda kuqokwa njengomqeqeshi weqembu lasesifundazweni iKwaZulu-Natal iMilford FC, uzibekele ijoka lokusiza leli qembu liqede endaweni engcono kakhulu uma kuphela isizini ezayo. 

This content is for subscribers only.
Join Now
Already a member? Log in here