Nonyaka kuphela iminyaka engama-30 i-African National Congress (ANC) yaphatha izintambo zikahulumeni. Kuleminyaka kukhona isikhathi lapho…...
Kuzophoqa amaqembu angenhla ukuba aqhamuke namaqhinga amasha okukhankasa kwazise sekunenye inkunzi esibayeni.
Sekungumlando ukuthi i-EFF ne-Amcu bathola ukwesekwa okukhulu eMarikana.
Ngisho amaqembu amasha awakuguqulanga lokhu ngoba nawo aholwa ngamadoda.
Ngaphakathi enhlanganweni kukhona abathi uMbalula uyadinga ukwelekelelwa ngoba unengcindezi.
Eminyakeni eli-112 eyedlule ngomhla zili-8 kuMasingana amadoda anohlonze ayehlanganisa izifundiswa nabefundisi ahlangana esontweni lamaweseli.
Isinqumo esathathwa njengengqophamlando emlandweni wepolitiki yaseNingizimu Afrika emuva kwedemokhrasi eyazalwa ngowe-1994 sokuhlangana kwamaqembu akade eyimihlambi…...
Ungathuki uma usubona uRamaphosa ngakini , abakwabo sebeyamamukela , usenguMengameli wabo nabo.
Eminyakeni emihlanu edlule iDemocratic Alliance ibihambela phezulu ngokuba neningi labaholi boHlanga okwabe kuyinto eyayiyenza ibe…...
Akamusha kwakwenzayo. Umehluko kulokhu wukuthi usegqoke ikapisi elisha. Loyo nguMnu uZwakele Maxwell Mncwango ongumholi weqembu eliphikisayo i-Action SA kusifundazwe iKwaZulu-Natal.
ElaboHlanga elinawo amanye alamadokodo lingakuqinisekisa ukuthi amanye adluliswe ngabathile emnyangweni naseqenjini lakhe.
Akusasele zinyanga zingaki iNingizimu yenze isinqumo. Lesi sinqumo ngukhetho lukazwelonke nezifundazwe. Ngokwezinkomba lolu khetho luzoba…...
Usuku lwangoMgqibelo luvule ikhasi elisha kubantu nakuzinhlaka ezahlukene kuleli. Lolu wusuku lapho kubikwe khona izindaba…...
Kubukeka zombili izinhlangothi zimatasa zikhonga ziqomisa izinhlaka zeqembu Inkulumo eyejwayelekile kuKhongolose ngethi ‘amandla asemasebeni’ okuwukuthi…...
Ukhetho lwangonyaka ozayo kungahle lube ngolwehlukile emlandweni weqembu elibusayo kusuka ngowe-1994 uma kubhekwa umlando walabo…...
Esikhathini esingangonyaka iNingizimu Afrika izoya okhethweni. Lolu khetho lubukeka lungafani nalolo olwedlule ngezizathu eziningana. Okokuqala…...
Ingqungquthela yokukhetha ubuholi ngoNtulikazi izocacisa ngekusasa leNFP.
Kuthe uma kushona ilanga ngoLwesithathu kwabe konke lokhu kungumlando, selithathe obesemsamo lambeka emnyango.
Unawo umlando wokumela lokho asuke ekholelwa kukho kuze kube sekugcineni. Lapho kukhona abamgxekayo kuba sengathi…...
Njengamaqembu amaningi asuke esungulwe ngabaholi abalaxaza amadala noma bakhonjwe indlela,ngezizathu ezahlukene, okwenzeka eqenjini likaMnu uHerman…...
Ukuxoshwa kwakhe uKhongolose eThekwini ngoZibandlela naphezu kokuba esenikele eNkantolo eNkulu yakuleli dolobha eyivimba ukuba ingamphazamisi ekubeni ngowesibili ekuholeni iTheku kwavula elinye ikhasi empilweni kaMengameli we-Abantu Batho Congress (ABC).
Bambalwa abangaphikisa ukuthi okhethweni lohulumeni bendawo olwedlule yi-Inkatha Freedom Party (IFP) eyadla ubhedu. Kusuka ekwethulweni…...
Kufufusa ihlazo elingahle libeke iqembu elibusayo nohulumeni kwingcindezi. Lokhu kulandela ukuqinisekiswa ngokuthi abe-IFP ne-EFF bakwebhana…...
Ubuholi be Inkatha Freedom Party (IFP) buphuthume baziphikisa izinsolo ezenziwa ngabe Economic Freedom Fighters (EFF) zokuthi bahlela ukusoconga uNobhala Jikelele we-EFF, uDlamini.