INational Freedom Party (NFP) izofaka isikhalo ku-Independent Electoral Commission (IEC), njengoba isola Inkatha Freedom Party (IFP) ngokungaziphathi kahle.
Uphinde wanqoba omunye umzuliswano onzima eNkantolo enkulu yaseThekwini uMkhonto Wesizwe embangweni wokusetshenziswa kophawu lomkhonto. Leli…...
Uma isinqumo seNkantolo Enkulu eThekwini namuhla sivuna noma yiliphi iqembu phakathi koMkhonto Wesizwe ne-African National…...
Udweshu lusaqhubeka eqembini leMK eliphethwe nguMnu uJacob Zuma njengoba beshintsha uhlaka lobuholi.
Ngale mashi iMK ithi izobe ithumela umyalezo nakubantu baseNingizimu Afrika ngokuthi balindele noma yini emveni kokhetho ngoba i-IEC isikukhombisile ukuthi icheme neqembu elibusayo.
Njengoba ziya ngokusondela izinsuku zokhetho inkulu ingcindezi emaqenjini ezepolitiki ikakhulukazi kubaholi ngokunxenxa amavoti. Okubonakala kunyusa…...
Ngesikhathi owayenguMengameli uMnu uJacob Zuma seNkantolo eNkulu eGoli izolo lapho efuna kushushiswe ngasese uMengameli uCyril…...
Ngesikhathi umholi woMkhonto Wesizwe uMnu uJacob Zuma emdonsa ngengalo emethula ngokusemthethweni njengomunye ayezogadla ngaye emikhankasweni,…...
Sithe siphuma nje isinqumo sekuyoshaya ihora lesine kwazwakala unsindo wamakhwela obunanelwa ngamahuthi ezimoto.
Uphinde waphumelela emizamweni yakhe yokuhola uMkhonto Wesizwe ePhalamende uMnueuJacob Zuma. Isinqumo sayizolo besibhekwe ngabomvu emuva…...
UReddy ubekwe icala ngaphansi koMthetho iRiotous Assemblies Act 17 yowezi-1957 ngenkulumo ayenza lapho athi uma iMK ingekho ohlwini lwamaqembu azongenela ukhetho buyochitheka bugayiwe.
Kungekudala leli qembu lizobuyela enkantolo njengoba liphonsela inselelo isinqumo se-IEC sokuvimbela uMnu uJacob Zuma ukuba aholeli leli qembu ePhalamende.
ULundi yinhlokodolobha kaZulu nayilapho inkaba yoMntwana waKwaPhindangene ikhona.
Ukunqoba kweKhomishini Ezimele Yokhetho ecaleni ebibhekene kulo ne-ANC ngodaba lokubhaliswa koMkhonto Wesizwe njengeqembu lezepolitiki sekuvule uhologo labaxebuka kuKhongolose.
USihlalo we-Inkatha Freedom Party (IFP) KwaZulu-Natal uMnu uThami Ntuli uthi asephothuliwe amalungiselelo omcimbi wokwethulwa komqulu wezethembiso zokhetho esifundazweni iKwaZulu-Natal.
I-African National Congress ivulele iMKP icala ngokusebenzisa uphawu lomkhonto negama, i-ANC ethi ngolwayo luyingxenye yomlando wokusungulwa koMkhonto Wesizwe okwabe kuwuphiko lwezempi lwe-ANC.
Sekusezandleni zomphakathi ukuba ucubungule amagama alabo abazomela amaqembu abo ePhalamende naseZishayamthetho kulandela ukuba iKhomishini Ezimele Yokhetho iwasabalalisile ukuze kuzwakale uvo lomphakathi.
Isinqumo seNkantolo Enkulu eGoli sokuchitha isicelo se-ANC sokuchitha ukubhaliswa koMkhonto Wesizwe njengeqembu lezepolitiki kufane nokunqoba ihlandla lokuqala endleleni ebheke okhethweni kwaleli qembu eliholwa uMnu uJacob Zuma.
Akwethusanga ukuthi eqhulwini lwezethembiso zokhetho eqenjini i-Action SA bakhulume ngabazokwenza ukuqinisa ezokuphepha nokuvimbela ukungena kwabantu bangaphandle ngokungemthetho kuleli.
Uma iMK ikhala ngaphansi enkantolo kuzosho ukuthi angeke ikwazi ukungenela ukhetho oluzobanjwa zingama-29 kuNhlaba.
Ngokukhula kwedemokhrasi ezweni isibalo samaqembu ezepolitii siya ngokwanda. Lesi simo siyamkhathaza umholi wePan Africanist Congress of Azania (PAC) uMnu uMzwanele Nyhontso.
Ubhalele uHlabisa incwadi efuna kubuyiswane.
Zishayane zabukana eNkantolo Yezokhetho eBloemfontein phakathi kwabameli be-African National Congress (ANC), abamele iKhomishana Ezimele Yokhetho nabebemele uMkhonto Wesizwe.
I-ANC ifake enkantolo iKhomishini neMK lapho iphonsela inselelo uhlelo olwalandelwa ngesikhathi kubhaliswa leli qembu eliholwa ngowayenguMengameli uMnu uJacob Zuma.