Sesiphetha inyanga yabantu abasha, kukhulunywe kaningi, kukhuthazwa abantu abasha ngamathuba akhona kanye nezimali ezibekwe eceleni…...
Izifundo ezinjenge Life Orientation kumele zilekelele othisha nabafundi ukukhuza umhlola zingabi ihlaya Ngesonto eledlule akwehlanga…...
Abantu Abadala abangamashumi amabili nane sibabiza ngoBaba noMama besizwe soHlanga. Omdala, ngamunye, ubizwa ngoBaba wesizwana …...
Umhla ziyi-16 kuNhlangulana yiholidi lokuhlonipha intsha eyayiphikisana nombuso wobandlululo futhi yasiza izwe lethu, ukuthi lithole…
Ngike ngabona ingxoxo kaMengameli we-Inkatha Freedom Party uMnu uVelenkosini Hlabisa nabezindaba zakwaSABC. UNgotsha ubuzwe ukuthi,…...
Intsha ngabantu abanomfutho, nentshisekelo yokwenza izinto ngendlela yabo. Abanye abantu abasha bayisibonelo esihle emphakathini ekubeni…...
Sisasekuyo inyanga yentsha, sengike ngakuqaphela ezinkundleni zokuxhumana ukuthi iningi labantu selifaka noma yini nje ebukeka…
Ukude kwelulwa isikhathi sephemithi yabaseZimbabwe kuyizinkomba zokuthi bangagcina bephelele kuleli Isinyathelo sikaNgqongqoshe Wezasekhaya uDkt u-Aaron…...
Utshwala yinto eyamukelekayo emphakathini ikakhulukazi uma umuntu esendaweni yokujabula noma kuyisikhathi sokuphumula noma esokuzijabulisa, kodwa…
Ukufihla iqiniso kulicala elinzima kakhulu. Kudala ukulimala nokujabha, futhi kudukisa umuntu. Kudala ukulahlekelwa amandla nokulahlekelwa…...
Engosini eyedlule ngibhale ngokubaluleka kokuthuthukiswa kwamakhono ezindaweni zasemakhaya. Kungithokozisile ukuphawula kwabafundi belaboHlanga ngalokhu, nokho ngiqaphelile…
Ukubabaza okungamachilo ngaphansi kukahulumeni wabantu sekwaba yimpilo yansukuzonke ezweni UMthethosisekelo waseNingizimu Afrika uyakugcizelela ukukhululeka ngokwemizwa…...
Abantu bakwaZulu basondelene nenkomo ngendlela ebanzi ngokungeze kwalinganiseka. Futhi akulula nokubalula ukuthi ukusimama komuntu enkomeni…...
Ukuba nje umuntu woHlanga ubenolwazi lwesikhathi lesi esiphila kuso, ubezokwamukela iSintu ngentokozo, sona esibuyisela umuntu…...
Amakhono ayisisekelo sempilo yabantu. Yiwona asetshenziswayo emiphakathini ukuphemba impilo. Ngaphandle kwawo impilo esiyiphilayo ingefiphele. Imvamisa…
Sigubha Isonto Likazwelonke Lokuvikelwa Kwezingane, laqala zingama-29 kuNhlaba wezi-2023, lize liphele zingama-5 kuNhlangulana wezi-2023. Isonto…
Ithathelwa kwiKhur’aani Surah 69, ‘Isehlakalo.’ Okushiwoyo lapha kulesi sihloko kuliqiniso futhi kuyagcwaliseka namuhla, kulesi sikhathi…...
Impela noma ngabe ukhonza kuliphi ibandla, kubalulekile ukuthatha umzuzu uncome utuse igalelo lomuntu onsundu noma…
I‘Christianity’ ayisizo izimfundiso zikaJesu, kanti i-‘Islam’ le yamaSulumane akusizo izimfundiso zikaMuhammad.’ Abafundisi balezi zinkolelo bazovumelana…...
Ake sibonisane ngemiphumela yokuholela umqashi ehlathini ngokungakhulumi iqiniso uma ufaka isicelo somsebenzi. Yiziphi izinyathelo umqashi…
Kunezincazelo eziningi ezahlukene maqondana nodlame olusukela ebulilini, kodwa singaluchaza njengodlame olwenzeka ngenxa yamandla angalingani ebudlelwaneni…
Ukwazi iqiniso ngobukhona bukaMveliqali, nokuthi ubukhona bakhe kusho usindiso kuzona zonke izimvu zolahleko (aboHlanga), kungukwazi…...
AboHlanga lwebala elimpofu kabasiwo umkhiqizo wemvelo, kanti futhi kabadabuki ndawo lapha emhlabeni. Kabadabuki e-Europe, ngoba…...
Nina boHlanga njengoba ngangithembisile ukuthi kwingosi yethu elandelayo sizoqwashisana ngoMthetho wokuvikelwa ekuhlukunyezweni wona obizwa nge…