Isiqephu sesibili: Kungenzeka yini ukuthi aboHlanga badabuka kuNotshezi?

Kuthiwa uMoromudzi wayenenhliziyo enhle, engenanzondo ngabantu besimame, kodwa wayefisa ukuba kube nokuthula phakathi kwabo. UMoromudzi…...

This content is for subscribers only.
Join Now
Already a member? Log in here
Awafani amalungelo abantu abakipitile nawababophe ifindo lomshado

Ukuhlala ndawonye nomlingani wakho ningashadile, kwakuyinto engathandeki futhi engamukeleki emphakathini. Njengoba isikhathi siqhubeka, izidingo zomphakathi…

Ingamahele inhlangano yezizwe ezihlangene nge-Ukraine

NgoLwesithathu olwedlule i-United Nations General Assembly (UNGA) okungenye yezinhlaka ezibalulekile kakhulu ze-UN ngoba wonke amazwe…

Ubethuleleni aze abhoboke  esesemnyango uDe Ruyter

Amanyundululu awaphahlaze ekugcineni enza kwehle ukwethenjwa kukaKhongolose ngo-Eskom NgoLwesithathu ekuseni kuvukwe nezindaba ezithi obeyiSikhulu Esiphezulu…...

This content is for subscribers only.
Join Now
Already a member? Log in here
Incazelo ngemishado nokwehlukahlukana ngezinhlobo zayo

Asiyivale inyanga yothando ngothando lweqiniso. Yebo inyanga yothando kuningi esingakusho ngayo noma angithi ngothando. Abanye…

Impumalanga yeDRC yisifundazwe esiyinkambu yezempi

Asikho isifundazwe ezwenikazi i-Afrika esesaziwa njengesiyi ‘nkambu yamasosha’ ukwedlula iMpumalanga yeDRC. Selokhu kwathi nhlo, ikakhulukazi…

Ingosi yokuqala: Ngabe kube kungenzeka ukuthi aboHlanga badabuka kuNotshezi (Mars)?

U-Elon Musk, ongumsungili weSpaceX, uhola ithimba loSolwazi noNjiniyela abakha izithuthi zomkhathi ezizothatha abantu la emhlabeni…...

This content is for subscribers only.
Join Now
Already a member? Log in here
Inkulumo iyaphambana njengoba iPosi lidiliza nje

UMengameli ukhuluma ngamathuba emisebenzi ngapha, engxenye abasebenzi bahleli ngokuminca.

This content is for subscribers only.
Join Now
Already a member? Log in here
Yini eyenza lube ngolumqoka uhlelo lokunakekelwa kwezingane

Sisekuyo inyanga yothando nina boHlanga Njengoba nganginithembisile ukuth sizokhuluma ngoSection 7 kanye nohlelo lokunakekelwa kwengane,…

Izogqugquzelela ezohwebo ingqungquthela ye-AU

Intaka ibekelwe amazolo kwiNhlokodolobha yase Ethiopia i-Addis Ababa kule mpelasonto lapho kulindeleke ukuba i-African Union…

Asiqaphele ukuthi abefundisi singabenzi bathathe indawo yabazali

Bakwethu lesi yisinyikanyika sendaba. Bengakafiki abezizwe nezindonga zokukhonzela ezibizwa ngamasonto, indawo yomzali yayicace bha ingenachashaza.…

Ukuhlehlela enyova kwaNomjubane kwenzeka kane ngonyaka

Ukuhlehlela enyova kwaNomjubane (Mercury) kwenzeka kane ngonyaka. Iningi labantu likholelwa ukuthi lesehlakalo sokuhlehla kwaNomjubane sinomthelela…...

This content is for subscribers only.
Join Now
Already a member? Log in here
Kubalandeli be-IFP ne-EFF: Ningavumi nina boHlanga

Kunobungozi obukhulu obungavusa udlame.

This content is for subscribers only.
Join Now
Already a member? Log in here
Ukuhlukana kwabazali othandweni kuzibeka kuphi izingane?

Sonke siyazi ukuthi uNhlolanja inyanga yothando futhi ukuba sothandweni into enhle. Uma sibuka ukuba sebudlelwaneni…

UMaskandi wakwazi ukuchuma ngobugagu bamaciko angaphambilini

Uma sithi nhla endulo! umlando uwelakanya ngocwaningo olunzulu, kusukela ngezikhathi esezadlula lapho abantu besahuba belingisa…

Isiqephu sesine: Luyini ulibofuzo

Ulibofuzo lwakhiwa umgogodla kanye nomzimba. Umgogoda wakhiwa oshukela bemvelo okuthiwa amapolysaccharides kanye nalokhu okuthiwa ama-phosphates.…...

This content is for subscribers only.
Join Now
Already a member? Log in here
“Silapha sikhona nje sidlule kokuningi sing’Abahlali Basemjondolo”

Uhulumeni wakithi wayihumusha ngokungeyikho imigomo yeNhlangano yeZizwe ngowe-2007 uthi kwakusho ukuthi kufanele kuqedwe ngemijondolo.

Isiqephu sesithathu: Ukukhula kwethumbu

Into yokuqala ehlumayo ngaphakathi kombungu yilokhu okwakha imizwa noma phecelezi i-’nervous system’, kanye nethumbu. Kusho…...

This content is for subscribers only.
Join Now
Already a member? Log in here
UHulumeni akasukume alungise  eyamanzi ingafiki ezingeni likagesi

Ukungena ngenxeba kwabezepolitiki sekusho khona ukuthi isiqalile ukuphuma esandleni Isisho esithi, “Amanzi Ayimpilo” siyisonga yonke…...

This content is for subscribers only.
Join Now
Already a member? Log in here
Ingabe lithini ilungelo lengane ezalwe ngaphandle komshado?

Nina boHlanga siyabonga ukubona ukuthi niyithakasele lengosi yethu. Indaba isenamalungelo engane. Asike sibuke ukuthi ingabe…

Azinamthelela izingqungquthela zokulwa nenkohlakalo

KuNdasa nonyaka kuzobanjwa ingqungquthela yeNhlangano ebizwa ngePan-African Network Conference on Fighting Illicit Financial Flows in…

Ngabe bayolibusa? Isizukulwane esisha sabaholi singahle sibhekane notalagu

Izwekazi i-Afrika linomkhokha uma kufika kwipolitiki nobuholi. Lokhu sekunesikhathi njengoba kwaqala ukugqama uma nje izwe lokuqala elathola inkululeko iGhana lazithola selisemlandweni omubi wokuketulwa kombuso, kuguqulwa nobuholi.

This content is for subscribers only.
Join Now
Already a member? Log in here
Ayonanga ngalutho iNingizimu Afrika

Sekuyinsakavukela kuhle komchilo wesidwaba ukuthi oHulumeni bamazwe anobudlelwano ikakhulukazi obufaka ezokuphepha babenezinhlelo ezimisiwe lapho ezempi…

Iqiniso lithi singabandawonye kepha kasazani singaboHlanga

Lomuntu owathi libunjwa liseva wembulelwa isibonakaliso esijulile futhi esimi ingunaphakade, njengoba siphila esikhathini sentando yeningi…