Siyazi sonke ukuth uMdali wadala abantu kanye nefagugu, okuyizilimi zebele zabo, nokunye ngokwehlukana kwezindawo namazwe. …...
Okhokho bethu baqala nini futhi kuphi ukugqoka izicathulo zemfashini? Asikwazi ukubheka ebufakazini obuphathekayo bezicathulo ukuze…
Ngokwesigaba sama 23 soMthethosisekelo wezwe, wonke umuntu unelungelo lokuphathwa ngobulungiswa emsebenzini. Lokhu sekutolikwe kaningi ziNkantolo…...
Kulamaphupho amabili sibona amaqiniso afezekayo, futhi nencazelo yawo yakubeka obala lokho okwakuzokwenzeka, okwagcina sekwenzekile. Siyabona-ke…
Akesenze okungenani, izinto ngokolimi lwebele, njengelinye lamafagugu noma lamafamlando aboHlanga balenkathi. Kube yisiqalo senhlakanipho nobuhlakani…...
Amandla kagesi ophehlwa ngamanzi ahlinzeka ngogesi ohlanzekile ezigidini zase-Afrika, futhi a wumthombo omkhulu wamandla ezwenikazi.…
Lasho iculo kumbe yona ingoma yezinsizwa zesiCathamiya zikaCothoza Mfana, ezishaya ingoma-busuku, isikhwelajo, ezazizibiza ngokuthi ziyiMpembeni…
Kuyiphutha ukuthi ngumuntu oyedwa owasidayisa, ababeseduzane naye bamyekelani, sithini ngabo, ekubeni singenabo ubufakazi obusobala. Ngaphandle…...
Indlela engobuchule yase-Afrika yezinkanyezi ingenye yezindlela zokuqala zokuhumusha umkhathi, ilandelela umsuka wayo empucukweni yasendulo yase-Afrika.…
Umthetho wezingane uhlinzekela ngokuqondile ukuvikelwa kwezingane kanye namalungelo ezingane. Ukuhlukunyezwa kwezingane, okuhlanganisa, phakathi kokunye, umkhuba…
NgokoMthetho Wezobudlelwano Kwezokuqhashwa uNombolo 66 we-1995 kuvumelekile ukuqashwa kwesikhashana esinqunyiwe uma lokho kulawulwa yisehlakalo esithile…...
Kwakumhla ngivakashele khona kwamzala lapha kwaLanga lapho engabona khona lelitafulakazi lokwenziwa. Salala simnandi savuka sizamula.…
Kufihlwa, kufihlwani,ngoba iqiniso laziwa ngosopolitiki ikakhulukazi boHlanga namaqembu epolitiki abo kanye nomphakathi waboHlanga wase- Afrika…...
Siphila ezikhathini ezinzima. Ngalesi sikhathi ukungena nje komyalezo nocingo sekuyethusa. Angikhulumi-ke uma uthe ushayela ucingo…...
Sibheka izinto ezithile ezingamaqiniso kodwa ezivale amehlo abezepolitiki, izinhlangano zezenkolo namasiko ezweni nohulumeni imbala Ngokwezibalo…...
Uma inkantolo ikhipha isigwebo kufanele ikhumbule ukuthi ihloseni ngesigwebo sayo kuqala. Inhloso yesijeziso ukunqanda lowo…
Kukhona cishe zonke izinhlobo zezimbali eziyenza ithandeke lendawo, futhi kubetha umoya omnandi onamakha ephunga lalezizimbali,…
Izigidigidi zabantu zisebenzisa amaselula namakhompyutha njengendlela yokuxhumana nokwenza imisebenzi eyahlukahlukene. Lamagajethi asebenza ngamandla ebhethri edinga…...
Kufika nabaphuma phesheya bezozibonela le ntaba, kubhala uMuntu Xulu. Wake waya yini eKibhithawini, wafika wabona…
UMthethosisekelo wesikhashana waseNingizimu Afrika esanduleleni sawo wawuthi “Ukwamukelwa kwalo Mthethosisekelo kubeka isisekelo esivikelekile kubantu baseNingizimu…
Kunesikhathi lapho ngangike ngigqugquzele abasebenzi bakahulumeni ngobumqoka bokushayela izimoto zikahulumeni ngendlela efanele. Kunomkhuba ongemuhle wezinye…...
ENingizimu Afrika, uNcwaba yiNyanga Yabesifazane. Usuku Lukazwelonke Lwabesifazane lubungaza amandla nokuqina kwabesifazane kanye negalelo labo emphakathini nasezweni.
Ukwakha ubuhlobo ngokwehlukene kwaboHlanga e-Afrika, kuhambe kufike lapho, ukuthi kwakubasobala bengakafiki abase-Europe nokusididisa ubuthina,maqede sadidisana.…...
Isinyathelo sokumiswa kukaMehluleli uTshifhiwa Maumela obehlalele icala likaSenzo Meyiwa kufakwe uMehluleli osewathatha umhlalaphansi uRatha Mokgoatheng…...