Ukunciphiswa kobudoda (ubufakazi benguqukosimo): Izilwane ezikhuliswe nge-atrazine zinezinga elinciphisiwe lesidoda esitholakala egazini uma liqhathaniswa nezinga…...
Ngaba nenkulumompikiswano nowomdabu wase-India, waseNingizimu Afrika, owazi ukusuka nokuhlala kwedolobha laseThekwini, owayegxeka ukungcola okuseThekwini, okusemadolobheni,…...
Lubuhlungu udaba lokubulawa kukaFezile Sangweni emuva kokunukubezwa ngokocansi, umntwana obeneminyaka emihlanu. Umngcwabo wawubuhlungu ngendlela emangalisayo.…...
Kuhle ukuthi umuntu noma abantu ubancome uma benze kahle sibancome singagcini ngokuthi, sigxeke uma benze…...
Kusasa uwodwa umdlalo obhekwe abalandeli bakanobhutshuzwayo balapha eNingizimu Afrika, ilowo obandakanya AmaZulu FC ne-Orlando Pirates.…...
NgoMgqibelo odlule abathanda ezemidlalo KwaZulu-Natal, iningi labo belihambele iKing Zwelithi Stadium emdlalweni weRichards Bay neMaritburg United,…...
Kuqala, abantu abaMnyama babesondele kakhulu endalweni nasekuphileni impilo yemvelo, njengaleyo eyayiphilwa nguAdamu noEva ensimini yase-Edeni,…...
Phezu kwayo yonke lemininingwane ekugcineni ayikabhekwa imiphumela eyenziwa i-atrazine emsebenzini wenzalo kanye nokuqina lapho sekufika…...
Sifunda uNomguqo esibalulela kaningana ngegama eMthonjaneni, ngezindawo ababedlula kuzona mzukwana kuyobekwa uMntwana uCetshwayo esihlalweni. UNomguqo…...
Usuku nosuku ziyaqonga izinkinga lapho kubonakala khona uHulumeni esihlanganyela nokuhlupheka. Kuleli phepha ndaba sike sabhala…...
Isibulalasithombo singezinye sezibulalasithombo ezisetshenziswa kakhulu emhlabeni.
SingaboHlanga asifuni ukubukisisa kahle, silibala ukuthenana amandla ngenxa yokwesaba abelumbi base-Europe.
Nezikhundla ezithile ezisesontweni okwakungeziphethwe ngabesilisa, sezigcwaliswe ngabesifazane manje. Sekukhona abaBonisi-abaDala phela, namaDiyakoni. Uthini-ke ngokungcwaba abafileyo?…...
Kweminye imizi zisabhibha izilonda zoKhuvethe. Sekuyinsaka vukela umchilo wesidwaba ukuthi uma zibhibha, azibhibhi emzini owodwa kuphela, kodwa kuba imizi emibili nangaphezulu.
Nina beSilo kwisiqephu sokuqala nesesibili siwulandile umlando womsusa wamagama ezinsuku zeviki ngokwekhalendaiGregorian, manje ake sibheke…...
Impi ebizwa ngeCold War yaqala ngemva kokuhlulwa kwe Germany ngowe- 1945, eyayiphakathi kwe Amerika ne…...
Kungani sisehluleka noma singazami ukugqamisa kuzwakale, kucace ukuthi singabanini balezo zilimi zebele zezibongo zokhokho, zakogogo…...
Inhlekelelo yasoPhongolo asiyethe siyihlinze siyikhiphe amantshontsho, siyabe ngokwezitho zayo. NgoLwesibili, zingama-20 kuMandulo sithole ucingo oluvela…...
Azisekho izinto nemikhiqizo elahlwa yizinkampani njengengalungele ukusetshenziswa ngumphakathi. Ngamanye amazwi izinkampani azisaphani, azisabaphi, sezibapha kancane…...
Kwingosi eyedlule, sibheke umsusa wamagama ezinsuku zeviki ngokwekhalenda iGregorian Kule ngosi sizoqedela umlando ngomsusa wagama…...
Usuphenduke umalugaju umgwaqo onguthelawayeka ohlanganisa izifundazwe ezine, iWestern Cape, iEastern Cape, iKwaZulu-Natal neMpumalanga, kodwa lapho…...
Kunento engayiqaphela ngowe-1965 kuya kowe-1989 sengibona, nengisayiqaphela kulenkathi kodwa engasenzeki, aboHlanga abangasayenzi njengasemandulo ngikazalwa ngowe-1879,…...
Ngaphambili sike sakuveza ukuthi ikhalenda esilisebenzisayo lasungulwa uPapa uGregory XIII, nge-1582 zikaMfumfu. Leli khalenda libazwa…...
Khonamanjalo! Isigodi iSouth Africa, umholi uSolwazi uMngomezulu, sisho ngoba uyena osisuse phansi wathi inhlangano yethu…...