Akuqali ukuba uMbalula asolwe ngokuba lichilo, ukwehlisa isithunzi sehhovisi nokuba nomlomo omanzi.
Eminyakeni eli-112 eyedlule ngomhla zili-8 kuMasingana amadoda anohlonze ayehlanganisa izifundiswa nabefundisi ahlangana esontweni lamaweseli.
Ungabi yingxenye yonozihloko asebesabalele umhlaba - laba ngabantu okuthi uma kuvela udaba bona babuke nje isihloko ngaphandle kokuzinika ithuba lokufunda nokufuna okuliqiniso nokungale.
Unyaka zophela kucije imikhonto nxa zonke njengoba wonke amazwe efuna indawo yawo etafuleni, wonke efuna ivenge eliwafaneleyo.
Zombili lezi zinhlangano zethulwa ngomhla zili-16 kuZibandlela zidla emlandweni kaKhongolose.
Iqembu libukeka lilahla amathuba amaningana okumethula njengomholi wezwe.
Angahle acele ema-600 amaqembu azongenela ukhetho ngonyaka wezi-2024.
Emuva kombhinqo selizoba nomhlangano naMakhosi okokuqala emuva kokuhoxisa icala engazi Imizamo yokuginga nokujivaza elaboHlanga yiBhodi…...
Ubumbano lweZinduna luthi inhloso wukuqhatha uBukhosi nesizwe nokuqeda ngoBukhosi
Kuleli khulu nyaka esiphuma kulo ipolitiki yomhlaba yabe inempendulo eyodwa uma kufika ekutheni ngobani abaphathi…...
Ngezikhathi zobandlulo lomsakazo wenze okukhulu ukwenza isimomqondo saboHlanga singagxili kwingcindezelo nobuhlungu bangaleso sikhathi.
Incwadi okuthiwa ixosha INkosi uMzimela inolibofuzo olufanayo neyaxosha uMehluleli uNgwenya
Kuhlale kulukhuni satshe ukwehlukanisa ipolitiki kanye nomnotho. Lokhukudalwa phakathi kokunye yiqiniso lokuthi izinqumo(noma ukungenzi zinqumo…...
Phakathi kwalamaqembu elilodwa lizokwenza umlando yokunqoba amahlandla amane Kuphela amaphupho ngoMgqibelo ngele-9 kusihlwa kowamanqamu weNdebe…...
Ukuhlehlelwa zikhuni nengcindezi yoqhibukhowe bamaqembu amasha ezepolitiki kungenzeka yini ukuthi kube nesandla esinqumweni sikaKhongolose sokuqhubeka…...
Intabamlilo ebikade ibila igcine idubulile ngoMgqibelo owedlule. Izakhamuzi zakwa-Israyeli ezakhele umgcele owehlukanisa lelizwe kanye neGaza…...
Yize kubikwa nsuku zaphuma ngokufa kwabantu ikakhulukazi izingane ngenxa kagesi oxhunywe ngokungemthetho, kepha lo mkhuba…...
Akusasele zinyanga zingaki iNingizimu yenze isinqumo. Lesi sinqumo ngukhetho lukazwelonke nezifundazwe. Ngokwezinkomba lolu khetho luzoba…...
Babevela kuwo onke amagumbi amane omhlaba. Kuyo yonke imikhakha yempilo. Bonke behlangene ngento efanayo,ukuzohlonipha uMntwana…...
Usuku lwangoMgqibelo luvule ikhasi elisha kubantu nakuzinhlaka ezahlukene kuleli. Lolu wusuku lapho kubikwe khona izindaba…...
Isineke sabantu sesiphelile nasezindaweni zaboHlanga lapho leli qembu lesekwa khona kakhulu. Esikhathini esingaphansi konyaka iNingizimu…...
UNgqongqoshe kagesi, uDkt Kgosientsho Ramokgopa, uthe u-Eskom udinga imali eyeqile ukuze kwandiswe ugesi. Ubekhuluma nabezindaba eGoli, mayelana nenqubekelaphambili eseyenziwe ekufezeni uhlelo lukahulumeni lwezamandla.
IKomiti Lamabhizinisi Kahulumeni lithi maduze lizobiza uNgqongqoshe wamaBhizinisi kaHulumeni, uMnu uPravin Gordhan kanye neBhodi lakwa-Eskom…
Omasipala abaphezulu abangama-20 bebodwa babalelwa kwama-77% waleso sikweletu, cishe izigidi sezigidi ezingama-R48 kanti ukukhula kwalo nyaka wezikweletu kuze kube yimanje kulinganiselwa kwizigidi ezi-R4.7.