Ngabe sekuyisikhathi sokuba uMsholozi amukele ukuthi umthetho awukho ngasohlangothini lwakhe noma aqhubeke alwele ubulungiswa? Kukhona…...
Esikhathini esingangonyaka iNingizimu Afrika izoya okhethweni. Lolu khetho lubukeka lungafani nalolo olwedlule ngezizathu eziningana. Okokuqala…...
Emuva kwezinyanga eziyi-10 alukabonakali udosi lwamaTaliban Kuyinto eyejwayelekile ebuholini ukuthi kube khona isikhathi lapho umholi…...
Emuva kweminyaka engama-69 uShenge uyaqhela ekubeni ludondolo lweSILO noZulu Emasontweni amabili edlule elaboHlanga lishicilele isihloko…...
Idolobha iTheku (elike labizwa nge-Durban) labe lakhiwe ngenhloso. Ababusi bamakoloni lendawo babeyihlonze njengaleyo ezokwenza umnotho…...
Uqhekeko eNdlunkulu, esizweni nasodabeni oluthinta ingubo kaZulu, umhlaba UBukhosi bukaZulu bungobunye obuhlonishwayo emhlabeni. Ziningi izizathu…...
Inkulumo yabadala ithi kumqoka ukugcina abangani abaqotho nabama nawe ezikhathini ezinzima. Ubumqoka kwale nkulumo kubukeka…
Ichilo lokungahlinzekelwa kwezingane ngokudla ezikoleni kulandelwa umgomo kahulumeni seluphenduke ibhola lomnqakiswano losopolitiki. Khona lapho uhulumeni…...
Isikhulu sincoma ukusebenzisana okuhle nabaxhasi balo mdlalo iTelkom
Inkulumo yeBhayibheli ibuza ukuthi ‘ngabe ingwe ingawaguqula yini amabala ayo’? Lombuzo ofanayo ubuzwa ngabaningi muva…...
Unawo umlando wokumela lokho asuke ekholelwa kukho kuze kube sekugcineni. Lapho kukhona abamgxekayo kuba sengathi…...
Intabamlilo ekade ibila igcine isidubulile lachitheka udaka. Lokhu kulandela umbiko owethulwe nguSihlalo we-Ingonyama Trust Board,…...
UMalema emizamweni yokuba nguSobukwe wesikhathi sethu Emazweni ase-Afrika kukhona umlando ohamba uhambe uziphinde. Lo mlando…...
Njengoba bekulindelekile ihlandla lesibili seliqalile ukusinda kuMengameli wezwe uRamaphosa. Ezinyangeni ezimbili ezedlule waqokwa ihlandla lesibili…...
INdlaluselwa ithi kuzoba nezinguquko eHhovisi layo nasezinhlakeni zoBukhosi Usuku obelukade lulindiwe lufike lwedlula. INdlaluselwa, ISILO…
Ngalesi sikhathi izwe labe lishaqekile emuva ngokuvela kwezindaba zokwedlula emhlabeni ngesihluku kweciko uMnu uKiernan Jarryd…...
Usuku obekade lulindelwe lufikile lwedlula. Izolo mhla ziyi-9 kuNhlolanja izinhlelo bezimbili; ngoluka Somlomo wePhalamende uMhlonushwa…...
Abanye bathi ihlandla lesibili nokuvame ukuba kube ngelokugcina kupolitiki liyamushintsha umuntu. Kanti abanye bathi kungalesi…...
“Ngiyeluleka ukuba uma uhulumeni enemicabango ngomhlaba kaZulu lo owafelwa zinsizwa eSandlwana angaphethi ngokuthatha izinqumo engabuthintanga…...
Inkundla yempi ise-Ukraine kepha kuthinteka abaseduze nabakude.
UMengameli uRamaphosa uthi phansi amaphaphu isimo basiqaphe ngelokhozi.
Ngaphambi kokumunyezelwa kwemiphumela yobuholi obuphezulu be-ANC eNASREC izolo uSihlalo wale nhlangano obuyiselwe esikhundleni utshele izithunywa ukuthi isikhathi sokuphupha sesiphelile.
Iqembu elibusayo liyalele amalungu alo ukuba avote njengebutho awuchithe umbiko.
Emuva kwezinyanga eziyisishiyagalombili izingxenye ezithile zeKwaZulu-Natal ikakhulukazi iTheku zahlaselwa izikhukhula ezalimaza ingqalasizinda namanje kusekhona imiphakathi…...