eziqokwe ngumhleli

IRussia yeseke uhlelo oluvela eChina kolwe-Ukraine

UMongameli waseRussia uVladimir Putin, engxoxweni eshicilelwe namhlanje ekuseni, uthe uyalweseka uhlelo lweChina lokuxazulula inkinga yase-Ukraine ngokuthula, wathi iBeijing ikuqonda ngokugcwele ukuthi yini edale le nkinga.

This content is for subscribers only.
Join Now
Already a member? Log in here
Emasontweni amabili izakhamuzi ziyokwahlulela ngevoti

Zili-14 izinsuku ezisele ngaphambi “kosuku olukhulu”, okungusuku lapho abantu balapha eNingizimu Afrika beyobe begcwele zonke izikhungo zokuvota beyovota.

Anginabo ubudlelwano nomqeqeshi weqembu lesizwe – uMokwena

Umqeqeshi weMamelodi Sundowns uRhulani Mokwena usekubeke kwacaca ukuthi akahoshelani nomqeqeshi weBafana Bafana uHugo Broos.

This content is for subscribers only.
Join Now
Already a member? Log in here
Abafundi abayisishiyagalolunye basenyuvesi yaseNigeria bathunjiwe

Abafundi abayisishiyagalolunye bathunjwe oshayasibhamu enyuvesi yaseKogi esenyakatho neNigeria, kusho uHulumeni Wesifundazwe ngoLwesihlanu.

This content is for subscribers only.
Join Now
Already a member? Log in here
ISundowns nabakwaBetway ezingxoxweni ezijulile

IMamelodi Sundowns isezingxoxweni nenkampani yokugembula iBetway.

This content is for subscribers only.
Join Now
Already a member? Log in here
INkantolo yoMthethosisekelo ikhiphe umyalelo omusha ngoZuma

ISekela Lenhloko eNkantolo Yomthethosisekelo selikhiphe umyalelo liwubhekise kuKhomishini Ezimele Yokhetho i-Independent Electoral Commission (IEC), iqembu uMkhonto Wesizwe (MK) kanye nomnu uZuma.

This content is for subscribers only.
Join Now
Already a member? Log in here
Uneqholo lokunqoba isifundazwe uNgcolosi okhethweni

IMeya yaseMfolozi uMnuz uXolani Bhengu ukholwa ukuthi amalunga e-Inkatha Freedom Party (IFP) akuloMasipala azolima enkulu indima ekutheni iqembu linqobe isifundazwe iKwaZulu-Natal.

This content is for subscribers only.
Join Now
Already a member? Log in here
Kudume uMbayimbayi eNkandla kwasala uNxakanxaka

UMelusi Gumede ongujokhi wenjomane ebizwa ngokuthi uMbayimbayi uthi kulo nyaka miningi imiqhudelwano azoyinqoba kungabindaba zalutho.

This content is for subscribers only.
Join Now
Already a member? Log in here
Izingxoxo zaseMali ziphakamise ukubusa kombutho eminye iminyaka emithathu

Abahlanganyeli engxoxweni kazwelonke yaseMali ngoLwesihlanu bancome ukwelulwa kwenguquko eholwa amasosha eya entandweni yeningi ngeminyaka emithathu futhi kuvunyelwe umholi weJunta u-Assimi Goita ukuthi angenele ukhetho ekugcineni.

This content is for subscribers only.
Join Now
Already a member? Log in here
Ngeke siyeke ukusebenzela abantu bakithi – Mdaka

Ivalwe ngenhlokomo imijikelezo yeMeya yesifunda uMkhanyakude uMnuz uSphile Mdaka, nalapho ahambele bonke oMasipala ngenhloso yokwethula isabelo mali kumalunga omphakathi.

This content is for subscribers only.
Join Now
Already a member? Log in here
Ayikho efuna ukugoba uphondo ku-IEC noZuma

IKhomishini Ezimele Yokhetho kubukeka kuyiyo ephumelele ukunqoba umzuliswano wokuqala phakathi kwayo nabamele umholi weMK Party uMnu uJacob Zuma eNkantolo Yomthethosisekelo.

Abokufika abaningi abebeqashwe ebhilidini elidilikile eGeorge: Umbiko

Kusuka ngoMsombuluko emveni kwalesi sidumo inkontileka yabakhi ibingena ezinhlangeni ngobuzwe bezisebenzi.

This content is for subscribers only.
Join Now
Already a member? Log in here
UMphemba ukhala ngokusenga ezimithiyo uma kukhankaswa

USihlalo we-IFP esifundazweni iKwaZulu-Natal uMnu uThami Ntuli, ukhwele wadilika kuNgqongqoshe uDkt uNtuthuko Mahlaba emsola ngokwenza isikhangiso esiyimfundisoze nesihubhuza amanga okuthi nguHulumeni weqembu le-ANC  owakha inkundla iMoses Mabhida.

This content is for subscribers only.
Join Now
Already a member? Log in here
Zihamba phansi okwemvukuzane iZitoyitoyi KwaZulu-Natal

Ukuzozethula kabusha KwaZulu-Natal kanye nokuqhuba imikhankaso emphakathini yiqhinga.

This content is for subscribers only.
Join Now
Already a member? Log in here
UMntungwa uzigwaze ngowakhe noma ukuntuleka kwamava

UMtungwa uqale ukuqashelwa ngabaningi uma kuvela ukuthi nguye owabhalisa igama uMkhonto Wesizwe ku-IEC.

This content is for subscribers only.
Join Now
Already a member? Log in here
U-Israeli ukhunjuzwa ukuthi wondliwa kuphi

Leli lizwe kalilutho ngaphandle kwe-United State of America nalo liyakwazi lokho.

This content is for subscribers only.
Join Now
Already a member? Log in here
Ngabe kuzoya ngamagama enkehli emjahweni waseNkandla

Le njomane inomlando wokunqoba imiqhudelwano eminingi okubalwa iDundee July, iKing Cetshwayo June neHarry Gwala Summer Cup. Lo mjaho iwona ongowokuvula unyaka.

Ngabe iMK izoba yisinamuva noma izokholwa izagila ngesikhongeli sayo

Leli qembu yilo kuphela kwasematheni okuze kube yimanje elingakawethuli umqulu wezethembiso zokhetho kubantu yize usuke wasatshalaliswa ezinkundleni zokuxhumana.

This content is for subscribers only.
Join Now
Already a member? Log in here
ITunisia isibophe isishoshovu samalungelo abafuduki

Umshushisi womphakathi waseTunisia ngoLwesibili ubophe uSaadia Mosbah, isishoshovu esidumile futhi esiyinhloko yenhlangano engekho ngaphansi kukahulumeni evikela amalungelo abokufika.

This content is for subscribers only.
Join Now
Already a member? Log in here
0
Injabulo izikole zakwaSanti zinikelelwa ngezicathulo

Ngempelasonto umkhankaso ogqugquzelwa yinhlangano engenzi nzuzo wokutakula abafundi abaswele ngezicathulo owaziwa ngokuthi, #1MillionSchoolShoes, uhambele kule ndawo ukuyodlulisela usizo.

Bangene emgwaqeni abeMK bekhala ngentuthuko eMgungundlovu

Emuva kwezikhalo nokuvalwa kwemigwaqo ezigcemeni ezehlukene ezindaweni zomphakathi eMgungundlovu bekhala ngokugqoza kwentuthuko, izolo lime nse idolobha kubhikishwa.

This content is for subscribers only.
Join Now
Already a member? Log in here
I-UKZN ihloniphe uMkhize ngeziqu

Kwabathweswe iziqu bekukhona nowayenguNgqongqoshe Wezempilo uDkt uZweli Mkhize ohlonishwe ngeMasters in Administration.

This content is for subscribers only.
Join Now
Already a member? Log in here
UHulumeni uwotha ubovu kungqongqiswa uphawu lwezwe

Isikhuni sibuya nomkhwezeli ngegidigidi lesikhangiso seDemocratic Alliance (DA) esikhombisa kushiswa ifulegi lakuleli njengophawu lokungqongqa kwezwe.

This content is for subscribers only.
Join Now
Already a member? Log in here
UMntungwa uyanqaphaza ngokuxoshwa kuMkhonto

Umbango oshisa phansi wobuholi boMkhonto Wesizwe phakathi kukaMnu uJacob Zuma noMnu uJabulani Khumalo ongumsunguli waleli qembu akuselula ukuba uthikameze izinhlelo zeKhomishini Ezimele Yokhetho.

This content is for subscribers only.
Join Now
Already a member? Log in here