Abezinhlangano nabamaqembu epolitiki abangaphumelelanga njengokufisa kwabo, balinyazwe ukweswela inhlakanipho kaMdali, engawadingi amajazi eziqu zemfundo.
Kunenkulumo ethi, ‘New World Order’ ethandwa ngabafundile, bengayetshisi, bengeyona ingxenye yezinhlelo, ukuthi sekwahlelwa okuzokwenzeka emva kweminyaka engama-40.
Njengamuphi uMengameli nesigungu, nabasePhalamende abangahlala phansi dekle, ezokuphepha kwezwe nomphakathi kusengcupheni, bethi bakhathalele abavoti. Kuyovela…...
Ayikazimeli i-Afrika ikakhulukazi ngezomnotho yize seyisemagunyeni aphezulu emfundo. AboHlanga basazeya, basazingabaza, siyazingabaza uma sekuzuziwe ngokwaseNtshonalanga.
Sekuyacaca manje ukuthi isayikholoji eyahlelwa yatshalwa ngabamhlophe baseNtshonalanga e-Afrika, ikakhulukazi kwezemfundo nemali, yabadunga aboHlanga e-Afrika
Wayecakule ukuthi kwakungamanga aluhlaza ukuthi uJesu wayemhlophe. Wayenebala elimnyama ngobufakazi bemephu.
Sengazicinga izincwadi ngaze ngancama, ezabhalwa aboHlanga ngabo ngqo, mayelana nezinto ezinhle abazenza phakathi yowe-1899-1902,wempi yamaNgisi…...
Kwakungenzeka ukuthi kwakungukunyuselwa kwemiholo yababesephalamende ngenyanga uNhlangulana wezi-2021, nabayemukelayo, okwabayimbangela yodungunyane namapeketwane eNingizimu Afrika, kungaqali.…...
Bonke babeqhamuke nombono, banxusa ubaba uShangase owayeyimeya yokugcina Kwamashu onyakeni we-1996,ukuba kwakhiwe isikole.Uma ngikhumbula kahle…...
Wawungasafisi nakancane umphakathi waseNquthu ukuba izingane zawo zihambe amabanga amade ziya ezikoleni njengawo phambilini. Wabe…...
Wawusanda kufika umphakathi elokishini iMondlo, eliseVryheid elinezigceme ezinhlanu okuwu-A kuya ku-E, uvela emakhaya eZinyokeni ngaseNcome,…...
Ngangingasafundi ngihleli ekhaya,emva kokuphuma esibhedlela ngenyanga uNdasa,ngilulama emilenzeni ngenxa yengozi yemoto ngaseGreenwood Park Station, ngoMasingana…...
Kwakunezikole nezakhiwo ezimbalwa eNingizimu Afrika ezabamba iqhaza zihlinzeka ngemvume yokufunda kuzona aboHlanga, abadala, ababesebenza ebusuku,…...
Kunzima kabi ukuthunga umlando waboHlanga bakwamanye amazwe. Kuze kubelula uma sewubachazela ukuthi ugxile emlandweni othinta…...
Izinkulungwane zaboHlanga ngamathuna aboHlanga abafa emgudwini wokushushumbisa izigqila, kubhala uMfo waKwaNomajalimane
Abanye babo kwakungamakholwa ayevela eDriefontein, eMnambithi, eNdaleni eduze kwaseRichmond naseDindela. Abaholi bawo kwabe kunguStephen Mini,…...
AbaseMatshalini baxoxa mahlanze. Lapha uSolwazi uSazile Mtshali ulandisa umbhali ISILO esebuzile sasibakhonzile kakhulu abantu baseMatshalini…...
EyaKwaZulu yayiholwa nguMasiphula kaMamba kanti eyaseSwatini kwakunguMngayi wakwaFakude. Sengathi ekaZulu yaphuma, yahlehla yajokola. AmaSwati akholwa…...
INgonyama uNyangayezizwe yabona kungcono ukuba ibhalise eMantshini yakwaNongoma uMelamani wayo, kuthamunda uMnu uMthenjana: “Ngaphambi kokuba…...
Akakutholanga ukuphatheka kahle kangangoba waphunyuka emlonyeni wengwenya esephuziswa itiye elithile UMnu uJerry Mthenjana wayebuye…...
Emveni kokungaphumeleli kwezinhlelo zokumusa eSwazini wabe esehlala eSigodlweni KwaKhethomthandayo Isizathu eyasibeka, yathi yiyo yodwa le…...
ONdlunkulu naye uMntwana uqobo babengazilutho ngalokhu okwakuhlelwa yiNgonyama uNyangayezizwe Kuningi esasikuxoxelwa ngeSilo uNyangayezizwe ngemisebenzi nangothando…...
Izingane zakweminye imizi ikakhulukazi ezazizalwa aMakhosi zazilethwa eSigodlweni KwaKhethomthandayo Ngithe asike sizwe ukulanda kukaMntwana uThembi:…...
Inxanxathela yebhilidi elisemgwaqeni u-Anton Lembede, enkabeni yeTheku, okukhokhelwa kulona ugesi liqanjwe ngoMama uFlorence Mkhize owayaziwa…...