Uma ubukisisauthola ukuthi phambilini ababesemabandleni babengananazi ukuzwakalisa ilaka labo kokwakungenziwa kahle nguhulumeni owawuphethwe ngabelumbi. Ngisho…...
Akuvamile ukuba bonke osopolitiki, ikakhulukazi boHlanga basichathazele ezincwadini zomlando ezibhalwe ngabo noma ezibhalwe yibona, ukuthi…...
Ubuntu,ukuzwelana abuqhubeke bungashabalali. Asikutuse ukuzwelana obenziwa ngabasaphila besazibonela ngamehlo abo,besazizwela ngezindlebe zabo nabasebekwelikamoya esababona besaphila, ngezindlela…...
Asemabandleni Kusekhasini lama-39, ababhali uGavin Maasdorp no A.S.B. Humphreys bencwadi ebizwa: From shantytown to township:…...
Okubalulekile manje ukuba siye phambili sibe nezinto hhayi inzwabethi, kodwa ezibonakala ngamehlo enyama ukuthi zazinjani…...
Kwakungekho okuwumlando ngamasonto KwaMashu ngisho nje owesigceme esisodwa okungenani.Akukho lapho ababhali abehlukene basicakulela ngamasonto okuqala…...
Ngapha kuqoshwe emlandweni,ukuthi uKopeletsheni (uMasipala) wayehlinzeke ngeziza ngowe-1959, zokwakha amasonto angama-70 KwaMashu.Uma ngingaphazami,izindlu zamanye amasonto kwezinye…...
Asikhumbule ngenkathi sixoxa ngokukude nathi, ukuba sixoxe ngokuseduze nathi belu.Njengokuthi,kwakungonyaka wezi-2018 nowezi-2019, abomnyango kaMasipala waseThekwini,okuthiwa…...
Isifiso sami esikhulu, ukugcagcela esokeni ngabayokwengeza ngezindlela ezehlukene, emilandweni yamasonto KwaMashu eSinqawunqawini kusukela kowe-1959 nakwezinye…...
Ngicabanga ukuthi iningi lethu ngolimi lwebele, alibhali, alixoxi, kakhulu ngomlando ngathi (umuntuqobo lwakhe) siyesaba, nowamasonto,…...
Siyazi sonke ukuth uMdali wadala abantu kanye nefagugu, okuyizilimi zebele zabo, nokunye ngokwehlukana kwezindawo namazwe. …...
Akesenze okungenani, izinto ngokolimi lwebele, njengelinye lamafagugu noma lamafamlando aboHlanga balenkathi. Kube yisiqalo senhlakanipho nobuhlakani…...
Kuyiphutha ukuthi ngumuntu oyedwa owasidayisa, ababeseduzane naye bamyekelani, sithini ngabo, ekubeni singenabo ubufakazi obusobala. Ngaphandle…...
Kufihlwa, kufihlwani,ngoba iqiniso laziwa ngosopolitiki ikakhulukazi boHlanga namaqembu epolitiki abo kanye nomphakathi waboHlanga wase- Afrika…...
Kusuke sekunguhubhu kabhejane, sekungamanga wodwa kwenye inkathi, uma sesibhala, sesikhuluma okuhle ngomunye esethule. Siphuthume ukukhuluma…...
Ngafunda isifundo engangithi ngiyasazi ngisinakile kanti ngishaye phansi kwashuqa uthuli.Ngafunda ukuthi ulimi lwebele noma yiluphi…...
Ukwakha ubuhlobo ngokwehlukene kwaboHlanga e-Afrika, kuhambe kufike lapho, ukuthi kwakubasobala bengakafiki abase-Europe nokusididisa ubuthina,maqede sadidisana.…...
Njengamanje emlandweni kunezehlo nobugebengu obaziwa umhlaba wonke nobenziwa nhlangothi zonke ngaboHlanga,basezweni labo ngabodwana noma ngokubambisana…...
Ukungafundiswa kohlelo nendlela yokufunda, ukubhala neyokukhuluma yanoma yiluphi ulimi, kwalahla ezaleni lokhu okwakufundiswa emakolishi obuthisha. Yiyona leyombangela…...
Ukhona yini emhlabeni, nasemakhaya, owake wezwa izilwane zikhuluma izilimi zebele zabantu noma zikhuluma njengabantu, zikhulumisa…...
Ngokwenkolo endala yabaseLangeni nxashana sikhuluma ngabaNgcwele sithi iLanga(uBaba weMvelo yonke). Bese kuba yiNdlovukazi uNomhoyi efaniswa…...
AboHlanga kade kwakubehlela. Enye yezinto eyaba yimbi kwaba wukuphanjaniswa kwefagugu lezwekazi kanye nabantu balo. Le…...
“Amaqhawe abantu” awumkhiqizo wenhlanganisela yezimiso kanyenenhlalo yesikhathi esithile. Amaqhawe akhiwa yinamuhla nezolo. Umlando awuhlali unganciki…...
Ziningi izindlela zokuxoxa umlando. Ukwehluka lokhu kuncike ekutheni oxoxayo ucaphune muphi umthombo. Bakhona abathi abakuxoxayo…...