Abasale sebezama aboHlanga ukugubha inyanga ye-Afrika esongwe ngoLwesithathu ngolwazi lomlando wezilimi zebele, ezinokuhlobana nobudlelwane nezabanye…...
Ukuba nomona ngomlando ngeLembe nesizukulwane salo kuhle kuqondwe kangcono Umlando uyinto emqoka kubantu kanjalo nasesizweni.…...
Babukhombisa ubumqoka bokuba nolimi lwebele lwesiLungu, esehlukile kwesase-Englang, ababengazigqaja ngaso abase-United States of America, sebezuze…...
Inkulumo yami yokuvala ngiyafisa ukuba ngiyibhekise kuwe Nyazilwezulu ngoba kuthiwa kubalulekile ukuba kube njalo. Ngingakakwenzi…...
UBaba u-Isaiah Mloyiswa Mudliwamafa Shembe wayezalwa nguMayekisa kaNhliziyo, kaMzazela kaSokhabuzela kaNyathikazi Khumalo umama wakhe kunguSitheya…...
Singabesabi abelungu, ikakhulukazi emabandleni nakwezinye izindawo, ukuchumisa ukubizwa kukaMdali ngokwamagama ezilimi zebele zaboHlanga. Siwulahle le…...
Siyazi kamhlophe sonke, indlela yokubhala, yokufunda nokukhuluma, amazwi, imisho yanoma yiluphi ulimi lwebele, njengoba sakufunda…...
Umqondonto, umcabangonto nenhlosongqangi, ukuveza kancane amagama aboHlanga ababebiza ngawo uMdali ngezilimi zebele lingakabikhona iBhayibheli nobuKhrestu e-Afrika.
Emandulo abantu ngokwehlukana kwezilimi zebele babevamisile ukubiza nokuqamba izinto, amagama nezibongo zabantu kugcine sekungamagama azo…...
Ngesikhathi i-Economic Freedom Fighters (EFF) izama ukuguqula isimo somlando ngesimemezelo sokuvalwa kwezwe ngesonto elizayo iPan…...
Abasiki bebunda sebekuqinisekisile impela ukuthi selidumela emansumpeni ngeyokubuyiselwa e-Ivory Coast kwelinye lamafagugu ezwe eli kudukathole…...
Akungatshazwa ukuthi abantu basezweni elilodwa, bayabizana ngamagama anganambitheki, okuhamba kuze kukapakele nasekubizeni abangewona umsinsi walelozwe…...
UNkulunkulu emuhle izimpi zombango zaphela ngowe-1999. Nokho-ke kufanele kuqondakale ukuthi aziziphelelanga nje kodwa zabe zikhuzwa…...
Ngiyalikhumbula isikompilo noma isikonhlalo elihle laboHlanga elalisiqoqa siseyizingane. Lalilihle isikompilo lapho abazali babengasivumeli sibe yingxenye…...
UBaba u-Amílcar Lopes da Costa Cabral wazalwa zili-12 kuMandulo kowe-1924. U-Amilcar Cabral usangomunye wochwepheshe bezemfundiso…...
Aziziningi izinto ezenza thina boHlanga singenzi kahle kepha zimbalwa. Akungazwakali sengathi kuwukugcwaneka noma kuwukuqhuba intwala…...
Ubaba uMvuyiswa Renek “Ray” Ntlokwana wazalwa zi-5 kuNhlaba kowe-1937 – 20 wayedume ngelika “Velaphi” kulandela…...
UMnu uSipho Gumede wazalelwa eCato Manor ngonyaka we-1952, okuyindawo eyayinabomdabu bamaNdiya kakhulu ngaleso sikhathi eThekwini.…...
Intsha iyisisekelo sekusasa lezwe. Kulokhu sibuka isandla esakha iAfrican National Congress Youth League (ANCYL), uMnu u-Anton Muziwakhe Lembede.
UMntwana uBhokwe wazalelwa ekhakonina emzini weNkosi ujobe kaMatshana Sithole, endaweni yaseQhudeni. Ezalwa uNdlunkulu uHiehle ongukaMatshana…...
UMntwana weNkosi uBhongo wazala uMbethekazi, uMkhubukeli noGilo. UMbhethekazi wazala uNduluzana yena wazala uSibindi. UMkhubukeli wazala…...
lzinduna naBantwana bakhuza ubunqayinqayi nhlangothi zombili bezama ukwehlisa ulaka. Kuthe lapha izinduna zithi uMntwana uMshiyeni…...
KuMaJali uGcugcwa wazala uBuzani owendela kwaKhumalo, uGxumshane, uMboneni, uDamu uSithe noMpondi. USakhephi waganwa uMaMkhize, uMaMthonti…...
INgonyama uSolomon kuthiwa yaphuma nayo izwa isahho sokubongela kukaMandlakazi. ISilo siphuma nje lapha siyabuza ukuthi…...