Nzuza! Nongweni! Mthila, Ndlovu, Ndlovu Mbekelo, MGIDI Nondumo, Sodubo, Nonhlangano, MAHLOBO Mshazi, Msongane ozala uQwabalanda,…...
UDangazele kaSodidi! UMnguni ongafi imikhonto, uCacaca ongukudliwa kwenyama yomphakathi, uNomahlofuhlofu, uMlil’ osh’ izintaba zonke, uGaqa…...
LUSHAYA umcathu kaBhovungana uhlelo lokulungiswa kwamagama ezindawo angabhalekile ngokuyikho nokuqamba kabusha lezo ezidinga ukuqanjwa kabusha.…...
IsiZulu sithi: “ukhamba lufuze imbiza.” Lokho kushiwo uma ingane ifuze uyise noma unina ngezenzo zayo…...
UDlaba-dludlu! Odl’ imhlambi yabantu. Abadliwa uDlaba bayaceba, Waceb’ uJani wakwoMadango. Odl’ ezikaNodumehlezi kaMsoco, uMpunga nkonyeni,…...
Langa, Mzimaseli, Sibiya, Lugoloza, Ngetshe, Mavundla (Sibidane), Ncumela, Mhlongo, Mbengi, Mgabhi, Njomane, Sodumaza, Sothole. Wena…...
USUKU lwangoLwesithathu mhla zili-17 kuNhlangulana ngowe-1959 kwaba wukuchitheka kwesidikiselo sebhodwe ekade lalibila. Ngaleli langa abesifazane…...
INkosi uDibandlela yabiza sonke isizwe samaCele yasazisa ukuthi ngenxa yokuthi uMagaye wayesemncane kwakungakabibikho nkosi esizweni…...
INgonyama uShaka seyizwe wonke umbiko owethulwa yisithunywa sayo eningizimu yoThukela yahloma ekwethwaseni kwenyanga yawela uThukela…...
Ukwakha kwedlanzana lamaNgisi kwalandelwa ukuhlaselwa kwabesifazane bamaZulu okukhulu ngokocansi ukuze kuzodaleka isizwe samaKhaladi esasizokuba udonga…...
Kwathi ngemuva kokubulawa kukaMagaye kwafika izithunywa ezathi zivela eNgonyameni uDingane eMgungundlovu. Izithunywa zakhuluma iqiniso zathi…...
UMzilikazi kaMashobane Khumalo wayakhe eduze komfula uBivane ebaQulusini. Indlunkulu yakwaKhumalo iseNgome. Ngakho-ke wayakhe lapho isizwe…...
Cele! Ndosi! Khumbuza! Nkomo kayivuswa! Nkomo isengwa ilele. Ngob’ingenakuvuswa muntu, Kwasiqunga esihle, Esizalel’ amazinyane namasakabuli.…...
Umbono ngobunye be-Afrika mudala. Okuhle ukuthi lombono usabonakala nanamuhla njengoba unemizamo yokuthi kubekwe obala okufanele…...
ISILO uSenzangakhona ezibongweni zaso, imbongi yaso isitshela ukuthi sasinogazi sisihle ngendlela yokuthi nxa umuntu esibuka…...
Umbuzo wazala uNtshingwayo, uNtshingwayo wazala uKlwana ozala uMuntumuni. Nayo le ndlu ingeyaseGazini UMUNTUMUNI nabalandeli…...
Ukuhamba kwabantu besuka enkabazwe kwenza ukuthi bagcine beyiziwana nezizwe ngenxa yokuhamba beganiselana beze eningizimu ye-Afrika…...
Zungu! Gwabini! Ncwana! Tshana! Manzini! Kunene ISIZWE esesibizwa ngoMadlebe Zungu sasikade singekho. Indawo ngesikhathi…...
Cebekhulu! Mzimba! Gobo! Nomageje! Khuzwayo! Mkhonto! Bizo, Lindamkhonto ISIZWE sakwaCebekhulu esibuswa nguMntwana uNsikayezwe kaT J Cebekhulu kaMkhonto kaBizo sinomlando omude…...
Bakhona bonke oMantshingilana kuleli lakithi kodwa akekho obedume njengo‘Mkhize’ weSABC1 TV Sitcom, ethi Emzini Wezinsizwa kanti…...
NAMUHLA umhlaba wonke uyazi ukuthi empeleni kuse-Afrika lapho kwaqala khona impucuzeko. Lokhu akuveli nje kuphela…...
OSHICILELWENI olwedlule sethule umlando wobukhosi nesizwe sakwaButhelezi okucacayo ukuthi sinomlando ojulile kwaZulu. Kwathi uma kubheduka…...
Phungashe! Mthwal’ uSolwalisa! Mthwal’ usinda amadoda! Wena kaMevana waseMcakwini! Wen’ ongangenqe laseMbizankulu. Nhlamvu kazimshayi! Zishay’…...