INDLUNKULU ekhona phakathi kwethu, izinhlaka zoBukhosi ezikhona phakathi kwethu, uMphathiswa woMnyango osingethe lo msebenzi omqoka…...
‘AMABHUNU ami noZulu odabeni lomhlaba woBukhosi nowenganyelwe yiSILO.” Lawa ngamagama ashiwo yiSikhulu Esiphezulu seNhlangano Yamalungelo…...
Mngomezulu! Mdluli! Mafu! Malinga! Dlakadla! Zondiwe! Msuduka. Lubelo! Mbikiza, Zombizwe, Ntunja, Khethwayo, Mndeni. Isizwe sakwaMngomezulu…...
ISIMO sezulu ebesishubisa umnkatsha sehlulekile ukuvimba izinkumbi zikaZulu ezitheleke edolobheni las’Ondini enhla neKwaZulu-Natal. Abantu obekubalwa…...
INDLUNKULU ekhona phakathi kwethu, uMntwana wakwaPhindangene, uSihlalo weNdlu iNkosi uChiliza, aMakhosi nezinhlaka zoBukhosi. Ngiyabingelela. Ngiyabonga ngobukhona kwenu kanjalo nokuzinika isikhathi sokuxoxa ngalokho okumele…...
SELIZE lazihlonza odabeni oluthinta umhlaba kaZulu nolawulwa wuhlaka Ingonyama Trust Board (ITB) kanye naloyo owayenguMengameli…...
LUNESASASA uhlelo loMnyango Wezobuciko Namasiko Nezemidlalo esifundazweni iKwaZulu-Natal njengoba ubambisene naMakhosi ukubuyisela uHulumeni ezindaweni zasemakhaya…...
IKOMIDI loMabhalane bezizwe zaMakhosi aliphathekile kahle ngendlela uMnyango Wezokubusa Ngokubambisana Nezindaba Zomdabu KwaZulu-Natal osingethe ngayo…...
UNDLELA kaSompisi noHlathi bavukuza imizwa yeNgonyama uShaka yathi makuphikelelwe lapho babesale khona nayo kwazise yona…...
Seziphefumulile izinsika zikaZulu, aMakhosi ngodaba olusematheni kulezi zinsuku. Emhlanganweni obuhanjelwe cishe yiwo wonke aMakhosi kanye…...
Engxoxweni ekhethekile uMaimane uthi abathi akuphele Ingonyama Trust bayikake lapho ingalele khona UNYAKA uqale…...
Ubuholi beqembu elibusayo i-African National Congress (ANC) obebuholwa nguMengameli omusha uMnu uRamaphosa nobekuyokotha ISILO koMkhulu…...
Ukubambisana phakathi kweKZN Heritage Foundation, iK-CAP kanye nabashicileli belaboHlanga, Ingabadi Media Group kufeze iphupho leminyaka…...
Njengokujutshwa ngoNgangezwe Lakhe, amaNazaretha azobe eseHlalankosi kumhlophe amathafa KULABO inkambo yabo izobe ibheke esifundeni…...
Ukubulawa kweNkosi uDlaba Zondi kwamangalisa abaningi esizweni ngoba ngenkathi amaBhunu akha ePietermaritzburg ayehlupheke kakhulu engenakudla.…...
Into eqale njengekhambi enkingeni yeminyaka isiphenduke idungamuzi ezinhlakeni zoBukhosi. Lokhu kulandela ukuvela komdonsiswano osukhona phakathi…...
Phezu komqondo ophusile ukungahleleki kuHulumeni nakubo uBukhosi kungase kumoshe Isinyathelo sokuholelwa kwezinduna zaMakhosi sathokozelwa…...
Yize igama lalithi ‘kuzoholelwa izinduna’ okusemthethweni wukuthi empeleni akuzona zonke ezizoba senhlanhleni. Izinduna ezithintekayo kulolu…...
KUQOPHEKE umlando ngesenzo sikaHulumeni oholwa uKhongolose KwaZulu-Natal othathe isinqumo sokuhlonipha umholi we-Inkatha Freedom Party nonguNdunankulu…...
Selokhu yaqala iKhomishini ayikaze ihlangane neSILO okuyiso iNhloko yoBukhosi ngoba umthetho uthi akubikwe kuNdunankulu …...
INKOSAZANA uMkabayi kaJama wakwaZulu kwabaningi waziwa njengowesifazane owayenganaluzwelo ngezinqumo zakhe. Kodwa okuhlalukayo ngaye ukuthi ukube…...
Imayini ebese kuvalwe amehlo ngayo isiqalile ukukhiqiza ISILO samabandla sidonse ngendlebe aMakhosi nezinkampani ngamahalanjonjo,…...
Ongangezwe Lakhe uhlangana nezinhlaka ezehlukene ngokunenhloso Njengokwejwayelekile simatasa iSILO njengoba sihlangana nabantu abavela kuyo…...
Indlalifa kaSihayo kaMapholoba nguDubuyana. Wakha umuzi wakhe eduze kwasoThongathi okulapho ithuna lakhe likhona. Kwathi ngemuva…...