Imikhosi kaZulu
Zulu Bayishintsha inkosi Qala: Bayede We Ndabezitha Ukuvuma: Zulu wayishintsha inkosi O bayenza usheleni Oqalayo:…
Ngokomlando uMkhosi woMhlanga osubanjelwa eNyokeni waqala esiGodlweni oSuthu Umlando ojulile ngesizwe samaZulu, umthetho oqinile oshaywa…
Izintombi zithutheleka esigodlweni seNgonyama ngoLwesihlanu uMkhosi WoMhlanga uzoba ngakusasa. Ekufikeni kwezintombi ngoLwesihlanu, abaNtwana baseNdlunkulu, abasuke…
Intwasa esikuyo uMandulo ingemqoka manxa kukhulunywa ngemikhosi kaZulu. Kuku lentwasa lapho sikhumbula khona umbumbi kaZulu…...
Lezi zigameko ezingenhla zelanywa ngesikhulu esenzeke ngonyangantathu wokuqala nonyaka lapho uZulu ‘ugqabule khona amaketanga’ uyotshala ISILO esidala kwaNongoma.
Ukubungazwa kokuzigcina kwentombi yinto emqoka kwaboHlanga abangabeNguni kusuka eNkabazwe. Ubufakazi abufunwa kepha kusobala ukuthi leli…