Njengoba siqhubeka nokuzama ukwemukela iqiniso elithi iNkosi yethu isibuzile, ngifisa ukuthatha leli thuba egameni lemboni…...
Lokhu akukusha kweleNdlovukazi uMthaniya. KweleNkosana kaZulu nesizwe simbobo Njengoba bekulindelekile, umhlaba wonke kuleli sonto ubulindele…...
Ngonyaka we-1977 ngikwaKhangelamankengane kuzoqhutshwa izinkomo ziya kwaNgwane eSwaziland ngazocelwa ekhaya, izithunywa zathi zithunywa nguMntwana oMkhulu…...
Ukwebuza kweSILO akubanga umuga kuZulu kuphela kepha kukhalwe kuwo wonke amagumbi amane omhlaba. Ohulumeni naMakhosi…...
Kuthiwa abanye basuke sebephambene neNkosi. Kubukeka ikhona nenhlese yepolitiki Isifundazwe iKwaZulu-Natal sinezibazi ezijulile zodlame lapho…...
Ethanda engathandi uyaphoqeleka ukuba angene futhi angenelele emlandweni othinta igceke lakwabo ukuze kube nolwazi oluqondile…...
Kwenzeka konke lokhu aseqalile amalungiselelo okugubha iminyaka engama-50 eSILO siseSihlalweni. Le minyaka yenza iSILO kube…...
UBukhosi ekhaleni lempi. Ingonyama Trust izohlela umhlangano wezokuphepha emphakathini INgonyama kaZulu isiphawulile ngokuphepha ezindaweni ezingaphansi…...
Ikhala ngozungu olwakhiwa osopolitiki bakaKhongolose iNkosi yaseMathulini, eMthwalume, KwaZulu- Natal kulandela isinqumo esithathwe ihhovisi likaNdunankulu…...
Yize sekuphele iminyaka ebheke kwemihlanu owayenguMengameli wezwe, uMnu uJacob Zuma, asayina umthetho ogunyaza ukuba kuholelwe…...
Ikhala ngobuthakathi ngaphakathi eNdlini Yobuholi boMdabu iNkosi yamaMpondo yesizwe samaBhala esifundazweni i-Eastern Cape iNkosi uMwelo…...
Budumele uBukhosi bukaZulu ngozibiza ngeKumkani yamaBhaca esifundazweni i-Eastern Cape yize ewazi kahle umlando ngalesi sizwe…...
Umyalezo weSILO wokugubha iminyaka engamashumi ayisikhombisa nambili sabona ilanga, ngomhla zingama-27 kuNtulikazi ngowezi -2020 Bantu…...
Ngizoxolisa ngokubhalela iphephandaba lenu nokuba ngibhale into ende kumbe lokho okungase kungehli kahle kini. Ningixolele.…...
Isimemezelo ngemikhosi kaZulu ngonyaka wokhuvethe. ISILO sizohola uZulu eya entabeni Njalo ngonyaka amakhulu ngamakhulu ezintombi…...
ISILO sedlulise le nkulumo ebesizoyethula eSigodlweni KwaDlamahlahla mhla ziyisi-9 kuNhlaba wezi-2020
Isizwe sakwaGwala eMaphephetheni Abantu baseMaphephetheni, kwaGwala, babeyingxenye yakwaDlamini ngesikhathi kufi kwa eHlathini likaDlamini ePhakwe kuqhanyukwa…...
ISilo uDinuzulu siboshwe izikhathi eziningi uMbuso wamaNgisi. Sake saboshwa ngoba kuthiwa saba neqhaza eMpini Yamakhanda,…...
Isizwe sakwaGwala eMaphephetheni Abantu baseMaphephetheni, kwaGwala, babeyingxenye yakwaDlamini ngesikhathi kufi kwa eHlathini likaDlamini ePhakwe kuqhanyukwa…...
“Idubukele! Imbiza iziwa ngothi eMabheleni!”. Kuye kushiwo njalo uma kuhlatshiwe, kubuswa, kufi nywa ngendololwane kunoma…...
Kubonakala siyinyathele emsileni isikhulu soMnyango Wezokubusa Ngokubambisana Nezindaba Zomdabu KwaZulu-Natal ngokubheca abeKhomishini ephenya ngemibango yoBukhosi…...
Akusekho ukujikela emuva. Ukuzazelana kohlaka loBukhosi bukaZulu, Ingonyama Trust (emelwe yi-Ingonyama Trust Board) uHulumeni kanye…...
Phezu kwemithetho okungenzeka ukuthi iyabangwa kakhulukazi ngokhetho oluzayo lwemikhandlu, leli phephandaba selingakuveza ukuthi umongo wakho…...
Kunoma yisiphi isizwe siyafika isikhathi sokuzibuza ngomongo waso. Lo mongo kusuke kungumlando waso, izigemegeme zokunqoba,…...