Isizwe sakwaMandlakazi ngeseNkosana yaseKhohlwa loBukhosi bukaZulu. UMandlakazi yigama lo muzi woMntwana uSojiyisa kaJama. Lo muzi…...
Namuhla ziyisi-6 kuZibandlela ngowezi-2018 kwangena icala elingunombolo CCT 285/17. Leli cala labe liqashelwe ngabehluleli abalishumi…...
Isizwe saseMabovini eMsinga ngaphansi kwesifunda uMzinyathi nesihlale sisematheni ngenxa yombango wesihlalo soBukhosi sithi umbiko ophume…...
“Ngenxa yokuthi le Khomishini ayifani namanye aseke abakhona, sinqume ukuthi singawukhipheli umphakathi lo mbiko kodwa…...
KwaNongoma kuseHlalankosi lesizwe samaZulu. iZigodlo eziningi zeSILO esibusayo zikwaNongoma. KwaKhangelamankengane, KwaKhethomthandayo, KwaDlamahlahla, KwaLinduzulu, eNyokeni (isigodlo…...
INkinga yodlame ngokobulili ilokhu ihlaziywa yizifundiswa ezahlukene nabanye abaphawulayo. Lapho kusukelwa khona akufani, kukhona okusukela…...
IMIBANGO ngoBukhosi ezizweni ezithile KwaZulu-Natal inomthelela ekungeneni ngenxeba kwezinkampani ezizimele ezisebenzisa ithuba zimbe isihlabathi esiwumnotho…...
Inkulumo yeSILO eMkhosini weSivivane eSigodlweni kwakhangela, kwaNongoma mhla zi-3 kuNcwaba ngowezi-2019 “INdlunkulu ekhona phakathi kwethu,…...
“UMthethosisekelo waseNingizimu Afrika uvikela ngisho umbulali owenze okwesabekayo ukuba athole ithuba lokuziphendulela. Kuyaxaka-ke ukuthi…...
UBuciko mamagama okwasetshenziswa yinyosi yeSILO uDlamini lapho yeba oseSihlalweni ithi “uyiNkosi ehlasela ngothando….” zibonakele …...
Ngonyaka owedlule sihlangene kuyo le ndawo ngesizathu esehlukileyo. Esabe sihlangene ngakho kwabe kusithinta sonke…...
OMdala uthi asikho isidingo sokuba kube nokuklwebhana okunye okugcina ezinkantolo Isimo sezulu eHlalankosi…...
“INDLUNKULU ekhona phakathi kwethu. Mntwana wakwaPhindangene. UNkosi yaseCongo eyisimenywa sami, aMakhosi nezinhlaka zoBukhosi. UMphathiswa uNomusa…...
NGEMUVA kweminyaka i-Ingonyama Trust Board (ITB) inxenxa izikhungo ezibolekisa ngemali ukuba zisondele kubantu abahlala ezindaweni…...
UBukhosi nezinhlaka zabo kuxhunyanwa nazo mawala njalo uma sekusondele ukhetho. Nokho kulabo abasuke bengenzanga kahle…...
‘Uma ngibuka okwenzeka eMakhosini, ikakhulukazi lawo asemancane, ngifikelwe kokunye wukudumala nokuhawuka. Ngike ngiwafisele esethu isikhathi…...
ISIGODLO oSuthu sinomlando ojulile kwaZulu. Ngaphandle nje kokuthi siyikhaya likaZulu wonkana, kwabe kuyiSigodlo sikaDlothovu dlana…...
UMDONSISWANO weminyaka ngokumele athathe isihlalo soBukhosi esizweni sakwaNodunga eNumber 1, eMvoti kusuka kwadlula emhlabeni iNkosi…...
Lawa kwakungamadelamzimba, ayefunge ngezingazi zawo ukuvikela uBukhosi kanye nesizwe.
WATHI entathakusa yangakusasa amaBhunu abe segcwele amaqele egibele amahhashi ehlome ephelele. Nabo abaQulusi babegcwele izinkalo…...
USUKU lwangoMsombuluko ozayo luqopha umlando omqoka eNdlunkulu kaZulu nasesizweni sonkana. Ngalolu suku kuphela iminyaka engama-50…...
ISIGODLO OSuthu sivamile ukuba yindawo yezigameko eziguqula umlando kaZulu. Kukulesi Sigodlo lapho amagumgedlela amaNgisi abopha…...
“MNTWANA Mangosuthu Buthelezi, Mageba; Ndlunkulu kaZulu yonke; Mhlonishwa Sobaba Thabo Makgoba; Malungu ahloniphekile amahlelo ehlukene;…...
NGALESI sikhathi iNingizimu Afrika isemizamweni yokuthukulula amafi ndo kusuka odabeni lomnotho, ubugebengu, ukubuyiswa komhlaba kanye…...