Inkulumo yedluliswe nguMntwana uSimphiwe Mfanafuthi Zulu oqokwe njengomele ISILO eNdlini yaMakhosi eSifundazwe iKwaZulu-Natal.
Ukuthi unguSolwazi kuyiqiniso olithola ngokuzwa ukujula nokusabalala kolwazi analo kusuka kwezomthetho afunde wagogoda kuwo, umlando namasiko esizwe samaZulu osondele kakhulu enhliziyweni yakhe umculo nokubhalwa kwezincwadi.
Yiyo le insimbi edla ezinye. Nguye lo undabuzekwayo. Nguye lo umbengo osinda abosi. Uma sikhuluma…
Kuvuke iminjunju ebisithobeka. Kucweba iziziba ngemibiko yamaphoyisa.
Esikhathini nje esingamasonto amabili ISILO siphuma eMabhida sesingena emgwaqeni nomkhankaso wokuvikela abesifanaze nezingane kuleli.
Osomabhizinisi, umphakathi nezinhlangano zomphakathi zilisabele ikhwelo leSILO lokulwisana nokuhlukunyezwa kwabesifazane.
Usekuxoxa sahlaya ukuthi akubanga lula beqala ngoba wafika umfana womlungu wakhuphuka ngesilungu kwaxabana ubendle ngoba wayengezwa nokuthi kuthiwani umfo waseMakhabeleni.
Elinye isasasa ngalomsebenzi kube ngumnotho nenjolozela eliwunike iTheku.
Empilweni yami ngibe nenhlahla ukubona ukubusa ngaMakhosi alesi Sizwe sikaZulu amane.
ISILO esibusayo njengoyise sixhumene noBukhosi obunomlando ojulile. Uyise ngasohlangothini lukanina iNdlovukazi uJezangani wabe exhumene nabakwaNdwandwe abavela eNkosini uZwide kaLanga.
Ngokwesimiso soBukhosi bukaZulu ukhona umehluko phakathi kweSihlalo naloyo ohleli eSihlalweni.
Ukuqokwa kosuku lwakusasa enyangeni ephezulu ukuba kwenziwe ingqophamlando yomcimbi kaHulumeni wokubungaza iSILO kudluliselwe nesitifiketi esiwubufakazi bokuthi yiso uqobo iNkosana kaZulu akubanga yiphutha.
INdlunkulu kaZulu isondelene kakhulu noMdali lokhu kubuye kwacaca ngosuku lwangesonto lapho bekunenkonzo yomndeni ebiyingxenye yomgonqo.
Intwasa kaMfumfu ingemqoka emlandweni kaZulu. Ngomhla zili-18 eminyakeni eyehlukene ngoMfumfu kwedlula iziNgonyama ezimbili, iNgonyama yakwaNodwengu…...
Elinye iphupho likaManzini elokugubha iminyaka elikhulu iqembu lingabanqobi ezwenikazi futhi lokhu kungenzeka ngoba usiphakamisile isihlangu soSuthu.
Ukwakhiwa kwesikhumulo esisha sezindiza eThekwini kwaletha injabulo ngakwezomnotho. Okunye okwathokozelwa yigama lesi sikhumulo esethiwa ngalo.…...
Uthando lwakhe ngelokishi KwaMashu alubuzwa kwazise usenze okuningi kusuka ekuvunduleni amakhono nokuqala imiklomelo emikhulu Akukho…
Akakufihli ukuthi kuyokwehla kahle kuye ukujabulisa abantu bangakubo yingakho exoxisana nabobonke abantu emikhakheni ehlela imicimbi…
AbaseNdlunkulu bexwayiswe ngobumqoka besizwe nemikhosi yaso UMhlanga uyaqhubeka Umlando ubukeka uziphinda eNdlunkulu kaZulu noZulu.…...
Umsebenzi wokungena kweSILO esibayeni wandulelwa ngamalungiselelo amaningi kweleNdlovukazi uMthaniya nakomalume baso ISILO kwaNgwane. Khona lapho…...
Kukhona abazolusebenzisa ukuzuza amavoti Ngabe ubuholi obusha eKZN bunalo iqhingasu? Udaba lomhlaba lingumongo womzabalazo eNingizimu…...
Selokhu kwathi nhlo aMakhosi angabalingani beSihlalo lawa ngamagama ashiwo yiNkosi yaseMahlayizeni, iNkosi uBhekizizwe Biyela ekhuluma…...
Kunqume iNdlunkulu kaZulu ukuthi kube nomcimbi wokungenisa ISILO eSibayeni. Munye kuphela umcimbi onjalo engake ngawubona…...
“Kusekhaya la, kusekhaya la’ lona ngumvumo okade uvunywa ngezinye zezinsizwa ebezingena eSigodlweni KwaKhangelamankengane njengengxenye yamalungiselelo…...
Kuke kwakhona isikhathi lapho kuke kwanokukhathazeka nokungabaza ukuthi lolu suku luyoke lufike. Lokhu bekudalwa wumbango…...